ubizolami -The journey

  • Home
  • ubizolami -The journey

ubizolami -The journey healing & consultations

13/04/2024

Asilwi nabantu
Silwa nemimoya🙏🏼🙏🏼

Khuphuka sithunywa seZulu,  sicela amandla okuqeda lomsebenzi esuqalile ngenelela ngelosi yokukhanyisa 🙏🏼🙏🏼🕯🕯🕯🌊🌊
13/04/2024

Khuphuka sithunywa seZulu, sicela amandla okuqeda lomsebenzi esuqalile ngenelela ngelosi yokukhanyisa 🙏🏼🙏🏼🕯🕯🕯🌊🌊

13/04/2024

Sisonke kwi fasting and prayer ??? Noma ngivuka ngedwa

11/04/2024

Engathi singaqinisa kakhulu emkhulekweni baningi abafisa ukusibona sihluleka🙏🏼

Sekuqotshiwe nge Gama lika jesu🙏🏼🕯🌊
08/04/2024

Sekuqotshiwe nge Gama lika jesu🙏🏼🕯🌊

08/04/2024

Asibe ndawonye emkhulekweni wango 00:00 namhlanje ukhanyise ikhandle lakho elimhlophe 🙏🏼🕯🌊

08/04/2024

AMEN
A quickly reminder ngane zika gogo umkhuleko siyawuqala namhlenje ngo 00:00 ebusuku .nasekuseni ngo 06:00 siphinde sibambe ibhande hopefully I will be live makwenzeka kodwa ngingabi live kulabo abafisa ugogo abakhulekise uzongi WhatsApp kule number 0740745597 ubike inkinga ofisa ugogo akukhulekise kuyo ,usho negama lakho nesibongo

🙏🏼🕯🌊

04/04/2024

Kulenyanga imimoya emibi (evil spirits) izengamandla kuningi okuzowenzeka kakhulu ukuchitheka kwegazi

Preparing for isithunywa ayi ngoba kusazothandazwa 3 months in full , yeyi ama fasting , sivuka ekusini ilanga lingakoph...
04/04/2024

Preparing for isithunywa ayi ngoba kusazothandazwa 3 months in full , yeyi ama fasting , sivuka ekusini ilanga lingakophumi siyemanzini , entabeni .sisazothandaza kuleli page abanamadimoni bazophuma bendiza🤞🤞ngoba silwa nemimmoya okwangampela .umkhuleko solala ngawo sivuke ngawe .anibe nilunga ngoba sekuzoshuba ngempela futhi akulalwa 🕯🕯🕯🙏🏼🙏🏼🙏🏼

31/03/2024

Owanamhlanje umthandazo uthi Nkosi vula lapho kuvalwe khona🙏🏽🕯

31/03/2024

Uvukile uvukile
Owasifela esiphambanweni🙏🏼

28/03/2024

Isithunywa asizwani nokuncola thandaza,zila ukudla ,zihloniphe bantwana besthunywa

28/03/2024

Ungayeki ukuthandaza ngoba isona sikhali sakho sokulwa ezimpini🙏🏼🕯

27/03/2024

Ngiguqe ngithandaze ngithole lomvuzo lo🎵🎶

27/03/2024

04:00 vuka ukhanyise ikhandlela elimhlophe uthandaze 🕯

23/03/2024

You rather do isithunywa usikhuphule uthandaze and be umthandazi.ngoba alisekho iqiniso ekuthwaseni especial 2024 bonke abathwasa kulonyaka ama fake asikho nesodwa isangoma kubona , alikho ngisho idlozi it all fake🤞🤞ngisasho ukuthwasa ngeqiniso kwavalwa 2020 lapho kwakusathwasa izangoma zangampela after 2020 kwaphela ukuthwasa ....

23/03/2024

Ngasho ngathi osathwasa manje akayenke leyonto ngoba ayikho 🤞🤞thwasa at your own risk 2024

22/03/2024

Conversation between me and mom

Mom: ayi abathwasi kanje abantu kodwa khona obabona kahle ukuthi kuzidumela opotiyane bangazihlulelwa nayi mina ngingasona isangoma

Me: lol😂😂😂😂 hawu mah

Kodwa cela nishayele umawami ihlombe ngokukhuluma iqiniso .ngoba vele masesibuyela emaqiniswe baningi bayathwasa Kodwa abazi nokuthi bathwasa idlozi lani nokuthi elakabani .bayathwasa ngoba kuthiwa abathwase nakhona akushongo idlozi lakhe kusho isangoma mbumbulu ngoba sifuna imali ,ne grocery , nezingubo inqwaba zokumbatha🚮

Address

Adams Mission

4000

Opening Hours

Monday 09:00 - 17:00
Tuesday 09:00 - 17:00
Wednesday 09:00 - 17:00
Thursday 09:00 - 17:00
Friday 09:00 - 17:00
Saturday 09:00 - 17:00

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when ubizolami -The journey posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Practice

Send a message to ubizolami -The journey:

  • Want your practice to be the top-listed Clinic?

Share

Share on Facebook Share on Twitter Share on LinkedIn
Share on Pinterest Share on Reddit Share via Email
Share on WhatsApp Share on Instagram Share on Telegram