INkosazane Yolwandle

  • Home
  • INkosazane Yolwandle

INkosazane Yolwandle traditional healer from kwazulu natal @ Durban contact me and whatsapp me @ 0710310013

02/09/2023

isilwane
(esithunyelwa kumuntu or esibelethiswe umuntu)
-umoya okhandwayo thizeni othunyelwa kumuntu ngabakhunkulu ngenhloso yokumisa impilo yakho ingaqhubekeli phambili
Izimpawu zokuthi uneslwane
- uphupha ulala nomuntu ngokocansi kungaba umuntu omaziyo noma ongamazi
-uphuphe uncelisa ingane
-uphuphe ukhameka / ukinyeka
islwane siyakwazi ukumisa impilo yakho ingabi nanqubekela phambili nomuntu osuke ekukhandele sona wasthumela kuwena simubikela konke oke unake Uma uthi uyahlela unama plans once wakhuluma ngakho akube kusenzeka ngalendlela obuhlele ngayo hlezi kuzoba khona into ezokuphazamisa noma imali ivele ishabalale ungabe usaba nayo. Islwane sesimoshe izimpilo zabantu abaningi kukhona abaphelelwa imisebenzi imendo kushabalale konke ngisho une business Uma sikunqobile konke kuyaphela ngawe. Uma uzazi unalenkinga yesilwane kumele usukume uthole usizo
Amaproducts atholakala layikhaya esilwane
-iswasho sokuxosha or susa islwane R250
-intambo yasokhalo nase sandleni R150
If you are far from Durban we can make arrangements as to delivery call or whatsapp us @068650696 Thokoza 👏
Uma ufisa ukuhlola efonin it's R100 you can whatsapp us ukhokha ngendlela yakho Uma uza esgodlweni Kuba u R150 uphatha ikhandlela ELIMHLOPHE NELIYELLOW namashumi amabili

31/08/2023

igobongo lakomalume
-mangabe abazali bengashadile kuhamba kuvuke umbango especially kubantu abasebenzisa isbongo sababa ekubeni engashadanga nomama wakho kuthiwe ubangwa izidalwa kumele udle amagobongo kusuke kushiwo ukuthi idla igobongo kuze imimoya ihlambuluke ihlangane iyeke ukukbanga lokhu kuyakusiza Uma uzolungiselwa ngendlela ngoba izidalwa Uma zikubanga lithi elinye idlozi Uma likulethela Inhlanhla kuvukuke umona kwelinye bese liyaphebeza noma livimbe ingakho Uma uyohlola kulo kuthiwa mele uvule inhlanhla kukhona ukumbatha okuvelayo kwenhlanhla kepha akuzi kuphelela emoyeni uzibone nawe ukuthi yona ikhona kepha ijika endleleni.
-phinde futhi Uma ukhulele komalume igobongo into edingakalayo vele ngoba uzohamba izinyanga uze uguge ulo uzama imithi neziwasho ufuna imali noma umsebenzi kungalungi abanye bayayithola imsebenzi kusheshe kuphele phinde beyithole bese imali bengayiboni ivele iphelele ezandleni. Uma ukhulele komalume kumthetho ukuthi ufakwe isphandla sakhona ukuze kuqedwe lombango bese udla igobongo 👏👏
So to write a conclusion ngegobongo lakomalume Uma usebenzisa isbongo sakomalume ukhulele khona unezinkinga awutholi umsebenzi akuyeki phambili. Noma usebenza kodwa awuboni umehluko imali iphelela ezandleni
Fakwa esbongweni ngokomthetho ufakwe isongo / isphandla sakhona bese wenza igobongo konke kuzovuleka 👏👏👏

08/06/2023

This post is for abantu abasebenzisa isbongo sakomalume (samama)
Namuhla ngikhuluma nani zingane zogogo Nina enithandwa ngiphinde nivikelwe izalukazi nawe ekusamele uvuse indlu yamama sondela sithole ikhambi lokuphila
Ngicela siqale ngokuhlola yellow and white candle inkanyiso siyimukela ngezindlela ezihlukene unganena kuwatsapp 0710310013 Makhosi Gwala👏 uthole ulwazi
Bamba lanake
- kusukaphi ukuthi ubangwa izidalwa? Zize zikubange umsusa walowombango? Awukwazi ukungtshela ukuthi sengingabangwa idlozi elingakaze lingikhulise nakhu phela ingane ikhula komalume kodwa sekvele ukuthi iyabangwa abakobaba bayo lapho abakobaba abakaze bayondle or bebe nobudlelwane nayo ingane ake sixoxe siqondisise impela ukuthi how come 🥺

07/06/2023

Akekho umuntu ongakuzonda unganalutho ubowazi Uma uzondwa kukhona lento enhle onayo noma kunento ababonayo ukuthi uzoba iyona enkulu futhi okudlula bona ingakho Uma usubheka abantu abambethe iskhathi esiningi kumnyama that is because abantu baya ezinyangeni to consult on behalf of your future Uma umuntu ekuthakatha akusikho ukuthi ingoba awunalutho nje ingoba useyazi ukuthi ikusasa lakho likuphatheleni. Uhlezi uphupha ubucwebe imali noma izinto eziphambili especially the people who usually dream about famous people mele wazike lapho ukuthi uNkulunkulu neDlozi lakho lisuke likwembathise yona leyompilo ephambili kepha khona LA ekuhamba kuvaleke khona futhi Uma izinto zikuhambela kahle kusuke kuyinto yeskhashana Akesixoxe ukuthi silungisa kanjani kulesimo 🕯️🕯️

30/03/2023

May the universe remember you today, and put a smile on your face🕯️

24/03/2023

Umkhuleko unamandla umasikhuleka ngikukholwa🕯️👏👏👏

Address


Telephone

+27710310013

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when INkosazane Yolwandle posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

  • Want your practice to be the top-listed Clinic?

Share

Share on Facebook Share on Twitter Share on LinkedIn
Share on Pinterest Share on Reddit Share via Email
Share on WhatsApp Share on Instagram Share on Telegram