05/09/2025
Asilungise nayi inkulumo… first fanele ukwazi ukuhlukanisa kwezimpande zasemanzi noma ezisebenza emanzini, noma zomdau nesithunywa samanzi, konke okuyidlozi, Indlondlo yasemanzini.
Nezimpande zamanguni, ezimile ehlane nesintabeni futhi impande yase hlane iyasebenza emanzini nase ntabeni. Since amanzi encoliswa kangaka kunezimpande ozifakayo ukuze zigeze lamanzi ukuthi lomuntu ozomgeza angatholi ukuncola kwalapho omgezela khona njengo “Mhlamba-Amanzi”. So angeke wena usebenzise imithi yamanguni emanzini 😩👀haaa uyaganga wena. Ngekhe zisebenze instead uzobuya nokuncola. Uyaphi uyogeza umuntu emanzini unganawo umoya wase manzini ? Uthi lomuthi wase manzini owuphethe uzophefumelwa ngubani ?
Kubalulekile ukwazi lento oyohlambulula ngayo abantu ukuthi imenjani? Uyihlolile ukuthi iyahambisana nalesiguli othe wena sidinga amanzi noma soyayenza nje ngoba ufuna imali ?
Uyayazi Yini impande yonke, yaledlozi lakho elikwazi ukuhlambulula abantu? Lakutshela Yini impande yesikwama sakhe, abekalapha ngalo before ?
Yingakho khe nisazolimala too much emanzini nithatha ama chance ngabantu, nalobunyanga benu abupheleliswanga but wena sewufuna ukuyosiza abantu.
My advice funda ngesikwama sakho, thola umelaphi akuvusele yonke lemimoya yakho, izokwazi ukuphendula ngesikwama sabo, ufunde nokuhlola lemithi etc
Ukhona umuthi wokuhlambulula izidalwa zakho zase manzi kuphela
Nezimpande sokuhlambulula izidalwa zakho zase intabeni, futhi uyahamba uyogeza khona same nezase manzini uyogeza khona emanzini.
Konke Loku kungu R1000 plus R110 yokuposa uma ungakwazi ukuzifikela endumbeni.
Lana siyavula kwasani, idlozi elingakhulumi liyakhuluma lixoxe nawe, into ezwakalayo.
Kuhle Ngoba uyakwazi ukuzenzela with instructions provided. Uma uthenga lempande ngikuhlola mahala, sibheke ukuthi ubiza bani ohlala noma osebenzela kuphi, ungabizi abantu aba-wrong endaweni ewrong. E.g ngekhe ugeze uGedla uhlezi phanzi futhi not emfuleni ngekhe angene lapho ☝️
Ngise Goli/Daveyton/Etwatwa West near Polling Station
083 620 8793
Sihlola ngo R300 online or Face to Face
Mkhulu Manikiniki Ndlondlo