Dr Celokuhle Inono Lenyanga Shabalala

Dr Celokuhle Inono Lenyanga Shabalala UMSAKAZI OWABIZWA NGOHLANYA ESASAKAZA EZITALADINI, NAMUHLA NGINGUMSAKAZI OPHINDE ABE NGU AFRICAN DR
(1)

TRADITIONAL HERBS ARE SAFE & HEALTHY, IZIFO TONKE LEZIKHONA SIYOZINQOBA NGAMAKHAMBI ESINTU. MASIKHULUMA NGAMAKHAMBI ESINTU SIKHULUMA NGETIHLAHLA AMACEMBE IZIMPANDZE KANJALO NAMAGXOLO.

19/08/2025



IZITHA NGIKUHLAKAZELA ZONA KUTHULE KUTHI NYA KUBE NGATHI AWUKAZE WABANAZO.

KODWAKE NAKUBA KUNJALO KUBALULEKILE UKUGEBISA IKHANDA PHANSI🤞 NGOBA NAZO IZITHA ZAKHO ZINEZINYANGA ZAZO🤞

ASIBE NOSUKU OLUHLE SINGAMADODA ASESABANI KODWA SIYAHLONIPHANA.

18/08/2025

Nake nawubona kodwa uMusic Video wengoma kaSminofu Rush Hour???🔥🔥🔥

Ey oSminofu abagcini amacala🤞

Ngiyakujabulela kuyangigculisa ukuba inyanga engiyiyona anginakho nokuncane ukuzisola.
18/08/2025

Ngiyakujabulela kuyangigculisa ukuba inyanga engiyiyona anginakho nokuncane ukuzisola.

18/08/2025

ESTCOURT ❤️
Kusasa ngane zakwethu nangolwesithathu ngizoposela wonke umuntu othenge ONLINE. Ngbuyile ngseMtshezi abafisa ukungibona kuvuliwe ekhemesi lonke leliviki.

17/08/2025

NgiseMpamgeni mangidlala umculo weRnB bayakhala Abantu bakhona bathi ngidlala izingoma ezidabukisayo

17/08/2025

Kusile ngane zakwethu njengoba ngiseThekwini namuhla nakhu engikuphethe:

1. ISIGEZO SIKABHOTELA R30
2. 3IN1 SIBAMBELELO SOTHANDO R250
3. COMBO YENHLANHLA NOGAZI R250
4. IBUTHO LOKUDONSA MAWUNEBHIZINISI R100
5. ASEMSAMO AMAVULANDLELA UPGRADE R50
6. NDUNDUMAZIGIBELENE R80
7. IDLISO LOCANSI R110

Call/WhatsApp 0725667688

17/08/2025

"Isishiphi sikhonga ukunya"

Awuhlaziye lenkulumo mhlobo wami.

16/08/2025

Mbazwana People ngabe nikhona? Mangingafika Embazwana ngabe bakhona abangabonana nami ngibaphilise??? Umoya ungikhomba eMbazwana noma ubani ofuna ukubonana nami eMbazwana kuthiwa noma ngabe udinga umuthi obiza R1050 kodwa kuthiwa wonke umuntu oseMbazwana angimsize ngoR450 noma ngabe udinga into ka R12 000 kuthiwa angimsize ngo R450.

Bantu baseMbazwana abafisa ukusizakala ngcela ningifonele or WhatsApp 0725667688

Kukhona nomuntu wesilisa oseMbazwana angmazi uhlangana kanjani nesibongo sakwaSibeko ngcela angithinte

16/08/2025


Ngeke sinidayisele lamasi akhandwa ngohlobo lukabhontshisi. Sizonidayisela amasi asemaplazini asengwa kwizinkomo ezinezinyawo ezine bese siwathi PHOHLO ngoCREAM impela ngiyanethembisa azobe emnandi ukwedlula wonke amasi enake nawadla.

Kuzophinde kubekhona namasi athakiwe for amadoda athakwe ngobangalala azodulake kancane wona

16/08/2025

Ninjani bomkhaya Bani engibathandayo.

Ngihlehlela ukuvula indawo eyivubamasi eMtshezi.

Kuzobe kungokokuqala ngqa kuthi Kube nendawo eyiVubamasi njengoba kugcwele amashisanyama.

Manje bomkhaya Bani nizoza yini nizovuba amasi endaweni Yami???


Small R10
Medium R15
Larger R20

Azidle amasi izinsizwa nezintombi konke nabantwana.

Wozani Bo nizosaphotha Inono Lenyanga Lenu.

Wengane zakwethu njengoba kunamashisanyama, Nama restaurants. Mina ngicabanga ukuvula indawo igama layo  Lapho kuzobe ku...
16/08/2025

Wengane zakwethu njengoba kunamashisanyama, Nama restaurants. Mina ngicabanga ukuvula indawo igama layo

Lapho kuzobe kuyindawo yokudla kodwa kudliwa uphuthu namasi kuphela. KWASHABALALA

manje nizongiSupporter yini nizoza nizovuba amasi endaweni Yami ?

Akutshelani lama Hairstyles ngathi?
16/08/2025

Akutshelani lama Hairstyles ngathi?

Address

Bergville

Telephone

+27725667688

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Dr Celokuhle Inono Lenyanga Shabalala posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Practice

Send a message to Dr Celokuhle Inono Lenyanga Shabalala:

Share

Category