Magadushekhasi Herbal Solutions

Magadushekhasi Herbal Solutions Siyalapha ngeziwasho ezinamandla nangamakhubalo namafutha
(1)

Naba oDr bakith. omunye owePhilosophy omunye owomphefumulo.
06/10/2025

Naba oDr bakith. omunye owePhilosophy omunye owomphefumulo.

29/09/2025

Inyanga yamaKhubalo neziwasho ithi:

Owecala:
1. Phunyukabemphethe.
2. Cishamlilo.
3. Mafinga.
4. Mpande zentuma encane.
5. Nsulansula.

28/09/2025

Drop neDischarge, nakwiBP noSugar level. iyasiza:

1. inhliziyo kaBanana
2. impande yamapentshisi
3. inhlaba

uyaqoba ubilisi nje. akunasikalo nje. bese uphuze njalo muvuka noma usuyolala futhi

21/08/2025

thina sithi miiii thatha miii bamba bese uyahamba sozwa ngawe

29/07/2025

Khona obezofun idliso bhasobha mfana

21/04/2025

Kusuke kuhlanganiswa la

Magadushekhasi
21/04/2025

Magadushekhasi

kwaSkhemfulamakati
21/04/2025

kwaSkhemfulamakati

22/03/2025

Umvusankunzi olapha nezifo oyisiphungo

1. Mkhuhlu
2. Nguduza
3. Udlutshani
4. Mathunga
5. Mavumbuka
6. Isidikili
7. Uqonsi
8. Masethole
9. Ibangalala
10. Mahlab'ekufeni
11. Mqalothi

kala ngesipuni esisodwa ngakunye ku 3 litre wamanzi ubilise ukusefe. uphuza ikota ye Glass ekuseni na ntambama ungakadli

05/03/2025

sengisalelwe isikhashana

05/01/2025

Happy new year

08/10/2024

Bantu besifazane izulu linethembile Uma UNKULUNKULU efuna ukuletha indodana yakhe wabheka owesifazane .Ngyaphinda izulu linethembile Uma kumele usizakale kufanele uqale ulalwe hamba kakhulu ulunge ungasizakele that is a satanism .ungavumi ukusetshenziswa abahlulwa zinkanuko zenyama yey run...your time is coming.baningi namuhla bayasebenza kodwa uma ecabanga indlela aqashwa ngayo ushawa uvalo omunye ukhala inyembezi.Qinani enkosi ningayeki ukuthandaza izulu lilindele ukukhala kwenu🙏

Inkanyamba Maphithaa

Address

N385 KwaMashu
Durban
4360

Opening Hours

Monday 09:00 - 17:00
Tuesday 09:00 - 17:00
Wednesday 09:00 - 17:00
Thursday 04:00 - 17:00
Friday 09:00 - 17:00
Saturday 09:00 - 17:00
Sunday 04:00 - 11:00

Telephone

+27732066015

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Magadushekhasi Herbal Solutions posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Practice

Send a message to Magadushekhasi Herbal Solutions:

Share

Share on Facebook Share on Twitter Share on LinkedIn
Share on Pinterest Share on Reddit Share via Email
Share on WhatsApp Share on Instagram Share on Telegram