13/08/2023
Thokozani Bogogo Nomkhulu ❣️🙏
Sesilala njer ngibuhlungu Ngethombe Engithunyelwe Ku inbox elinye lama clients Ami likhala wiii inyenmbezi😭😔Bafazi please please inyanga yenu Lena Ngicela niyeke lento yenu yechitho yazi ingane yabantu ibole phuhlu buso ,ifeli Pipi😭njer awuloyi ngani lenja yakho eshiswa amakhwaxa ihambi Shela . Bafazi ngicela Nibambe nansi nduku umkhulu uthi angini Nike Yona Nani zinsizwa because khona abakude abanga kwazi ukufike Esgondlweni sami.
Nine nduna,iratio,unuka amakhwapha,umlomo,inyawo,ngicela wazi ischitho leso Nansi nduku ezoku lapha ogqumu,geze, uphalaze, uchathe,Wenze nembiza🙏.
List yemithi ozoyi mixer
1.Unukani wamampondo
2.isehlulamanye samaphondo
3.inyazangoma elibomvu neli Mnyama
4.umvuthuza
5.Intolwane
6.umaphipha
7.uvimbukhalo
8.umayisaka Obomvu
9.iphindemuva
10.impindamshaye
11.umthunyelwa
12.alishoni
13.mthathe
14.uRoslina
Ngincela ukuyibamba laaa lentelezi Ngicela uzwise umthakathi Induku zakhe ngozwa ngawe mina ukuthi bathi usanuka amakhwaphayini.
Muqeda ukugeza ngaleyo ntelezi uyichithe Toilet lomgodi🤞Uthi njer angibizi Gama lamuntu kodwa ogadlayo akubuyele muva🤞🤞🤞🥵Oshaya Wena ngeschitho ozwa ngento.🙏Seningikhalele kakhulu nibaningi ngeke ngifinyelele Kini Nonke ❤️🌹👏 kepha nalithuluzi engani siza ngalo. hambani Emakhemisi esintu nale list bazonenzela bayazi bona🙏
Wothi Msane 🙏Nibuye nizobonga ngama self Pics