Sisbonanto Funeral Parlour

Sisbonanto Funeral Parlour Sisbonanto Funeral Parlour Official page. Sikusiza kwezemingcwabo. Email Us at Sisbonanto@ya Umuntu onjani ongaba ilunga? Samukela wonke umuntu?

Sisbonanto Funeral Parlour sikulethela umasingcwabisane osezingeni eliphezulu ngamanani aphansi. Umasingcwabisane wethu ufaka izinto eziningi ezihlanganisa umngcwabo,lokho kwenza umthwalo ubelula kulabo abashonelwe. Sinabasebenzi abanolwazi nothando lomsebenzi kanye nesipiliyoni kwezomngcwabo. Uyazikhethela wena ukuthi ufuna ukufaka abantu abangaki,ungafaka uZakwakho,Izingane,Abazali,Izingane zakini ngisho neZihlobo imbala. Uma uyilunga lethu awuhlupheki ngoba yithina esigijimayo senze konke okumele kwenziwe uma ushonelwe,konke lokhu sikwenza ngemali encane. Noma ubani oneminyaka ewu 0 to 100 years nangaphezulu,abenomazisi wase South Africa. Asikho isidingo sokuhlolwa ngodokotela ukuze ubeyilunga lethu. Asibandlululi ngokweminyaka. Ubulunga bugcwala emuva kwezinyanga ezintathu. Umuntu oshone ngengozi akalindi. Kujoyinwa Mahhala!! Uhlelo lokukhokha :
-Ilunga elilodwa : R100
-Ilunga neZingane : R100
-Umama+Ubaba+Izingane : R100

Ilunga lingafaka izingane eziwu 10 ezingaphansi kuka 0 to 100

Iminyaka : 0 to 100 years uthola lokhu okulandelayo,uma ungadingi ukungcwatshelwa uthola imali
-R5000
-Hearse
-Imbali
-Imbuzi
-i-Program
-Amadlelo
-Family Car
-Isiphambano
-church Trolley
-Silandainda umzimba,siwugeze siphinde siwugqokise.
-iTende ekhaya (2 Pole) nezihlalo eziwu (100)
-iTende lomndeni
-Airtime R200
-Death Certificate
-Grocer R2000 Cash

Ngeminye imininingwane sithinte. Cell : +27793005597

Sisbonanto Funeral Pallor singongoti siyabazi ubunzima bokushonelwa othandiweyo,yingakho senza zonke izindlela ukuze wena nomndeni wakho niduduzeke. Siyakusiza ngaphandle kokubheka ukuthi isimo sempilo sinjani. Sihlezi siseduze ngaso sonke isikhathi ukuze usithole uma usidinga. Siyinkampani eza kubantu lapho bekhona. Sinothando lomsebenzi esiwenzayo ukuze bagculise wena. Okudingekayo uma uzojoyina :
-Umazisi (ID)
-Isitifiketi sokuzalwa (Birth Certificate) uma ufaka Izingane.
-Ikheli lalapho ukhona (Residential Address)

Address

4 Bally Road, 3rd Floor, Isipingo Rail
Durban
4110

Telephone

793005597

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Sisbonanto Funeral Parlour posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Practice

Send a message to Sisbonanto Funeral Parlour:

Share

Share on Facebook Share on Twitter Share on LinkedIn
Share on Pinterest Share on Reddit Share via Email
Share on WhatsApp Share on Instagram Share on Telegram