23/09/2025
📿Amaphupho nencazelo
Ukuphupha likhithikile 🌨️kushukuthi izinto zakho zizokhanya
💙Ukuphupha izkhukhula🌊kusho ubunzima bempilo obuzayo
💙Ukuphupha kundilika indlu 🏘️kusho ubunzima bempilo obuzayo kuwena
💙Ukuphupha induku yethusi✝️isuke ifunwa yisithunywa Sakho sasikukhombise ukuthi elinjani kukhona elibomvu nele siliva
💙Ukuphupha unezinwele ezinkulu💇kusho ukuphakama kwamandla ikhakhulu mawuthwasile noma usebenza ngesithunywa
💙Ukuphupha ungunda Zonke inwele💇kusho ukwehlelwa Amandla noma ukwehliswa kwamandla
💙Ukuphupha ijoyini enenkanyezi✡️kusho ukuthi isithunywa Sakho sifuna enjalo kumele uyithungise
💙Ukuphupha isiphambano esimunyama✝️kusho ukuthi inkolo yobusathane iyakungena
💙Ukuphupha I cell phone📲kusho inhlanhla
💙 Ukuphupha ukhuluma me cellphone 📱kusho ukuthi uxhumana nesithunywa sakho
💙Ukuphupha uxova udaka =kusho ukufa⚰️
💙Ukuphupha kuphahlekwa indlu =ukufa⚰️
💙Ukuphupha umoba uwundla🌿kusho inhlanhla
💙Ukuphupha ulinyiwe umoba🌿usho inhlanhla
💙Ukuphupha ujam uwudla🥫kusho inhlanhla
💙Ukuphupha ibhokisilomngcwabo⚰️kusho ukuthi kukhona okufihliwe ongakwazi
💙Ukuphupha amajoyini esonto🐲unesithunywa
💙Ukuphupha umunenke🐌🐚kusho isichitho
💙Ukuphupha ufundu🐢kusho ishwa ibhandi kondwa
💙Ukuphupha inkalankala 🦀kusho inhlanhla
💙Ukuphupha ufishi 🐟🐠🐳kusho inhlanhla
💙Ukuphupha izulu Lina kakhulu unetha🌧️kusho ukuthi uzokhala yizinyembezi lezo
💙Ukuphupha izulu likhemezela🌧️kusho ukuthi uzojabula kuyisibusisolokho
💙Ukuphupha isaqhotho🌨️kusho ukuhlupheka okuzayo kuwena
💙Ukuphupha udla🍝usuke undliswa ngesilwane
💙Ukuphupha impuphu🍚kusho ithonga elihle
💙Ukuphupha ucela isitisweet🍭kusho inhlanhla
💙Ukuphupha amakhekhe🍪🍩kusho ukuthi indalwa zicela ilandi
💙Ukuphupha isinkwa🍞kusho ukuthi izidalwa zicela itiye
💙Ukuphupha isikwa esi brown🍞bomile okhokho kumele ubangayele
💙Ukuphupha iwayini🍾kusho ukuthi kunomcibhi ozokwenzeka wona kungaba yiphathi
💙Ukuphupha utshwala🍻bomile okhokho gaya sebeya call or