Mkhulu Vimbukhalo Traditional Doctor

Mkhulu Vimbukhalo Traditional Doctor Traditional healer

07/09/2023

Abantu abanedlozi akusizo izangoma kuphela. Kodwa wonke umuntu unalo idlozi futhi kufanele alinake idlozi lakhe

07/09/2023
23/05/2022

Akesibuke lena yomuntu obalekela idlozi, invama like limchiithele izinto akazithandayo. Kakhulu kwezocansi, kanjani uvesane ukhathale ufelwe imizwa kuze kube sengathi uloyiwe kanti lutho amadlozi ahlezi lapho ujabula khona. Futhi liyakwazi ukukuzondanisa nabantu obathembile, ungalahlekelwa nawumsebenzi noma ungwutholi kodwa mhla walivuma ubone izinto zibangcono. Ungavumi ukukhohliswa ngabantu idlozi likhona

Send a message to learn more

29/08/2020

Lapha emhlabeni kunabantu abakwazi ukubona ikusasa lakho wena ungakaliboni Bese beba nomona ngalo basondele kuwe sengathi bayakuthanda kanti bakudukisa endleleni yekusasa lakho.Inhliziyo yomuntu imbi futhi ingumkhohlisi ubani ongayazi ikhohlisa ngisho nomnikazi wayo lnkinga akukho muthi wokuyilapha

21/08/2020

Thokozani nonke bafowethu Namhlanje akengikunike umuthi wokuthandwa njengoba wazi ukuthi wonke umuntu uyakuthanda ukuthandeka
1.amanzi okugeza
2.hlonipha abantu
3.usungakwenzake nokunye okufisayo.
Ngoba noma ungaya enyangeni izoqala ngokukugeza.uma ungalande lezizinto engizishilo ungasizakala

15/08/2020

Umlando ngokomsebenzi wam wamadlozi kusuka ngo 2003

Nginsebenzekakhulu ngikhulekela abantu ngibizwa ngomthandazi ngihambekakhulu iziguqo ngibalekela ukuthwasa kwaze kwaba u 2009 ilapho elangehlulakhona idlozi ngoba ngangingasalali ebusuku kubuhlungu ukungenwa idlozi. Njengoba ubona abantu behamba bedlala ngedlozi behlisa ukuhlonipheka komsebenzi wamathonga.

Isaqhubeka indaba yami uyilandele mhlanpe izakusiza

13/08/2020

sanibonani bafowethu nonke akengifundise ngalokhu namhlanje Uma ungumuntu onamadlozi ungabovama ukuxabana nabantu bakini okungenani uboqhela kubo kuze kudlule isimo

12/08/2020
12/08/2020

Sanibonani thina sisebenza ngamakhambi esizulu

1.Siyalapha
2.Siyathwasisa

Uma ufuna ukulashwa kumele uyazi into ofuna ukulashwa yona noma uyihlolele.

Uma ufuna ukuthwasa kumele wazi amadlozi akho noma uthole ulwazi lokuthwasa kukhathi uthwasa.

Abantu abaningi bathwasa bengenawo amadlozi ngoba bengenalo ulwazi badibane nabantu abangakhoni ukubabonela izinkinga zabo kanti bekudingeka alashwe ukugula kuphela.Ngiyabonga ofisa ukuxoxa nami angafona 0722020953 ofuna uku whatsapp 0731959113

Address

Newcastle

Telephone

+27722020953

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Mkhulu Vimbukhalo Traditional Doctor posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Share on Facebook Share on Twitter Share on LinkedIn
Share on Pinterest Share on Reddit Share via Email
Share on WhatsApp Share on Instagram Share on Telegram

Category