29/04/2023
Namuhla cela kunganixini ngama post angeke akuthulise kulolisizi onalo, namuhla nginalomuzwa womuntu ozitshela kuthi uyazodwa,uyathakathwq, akuhlangani, kunini msebenzi imiphunyuka, boyfriend bamushiya ngathi akaziwa, kuningi nje...cela wenze nje ungayingabazi lento engitshela yona
Thola white ,blue, yellow candles, mpuphu neNtsu bese ,ufaka Manzi kwi glass
Uzobe sewuthi masewukuthengile, uphahle ukhululeke juoe, ngabizi zibongo ,ngoba Thina abazali bethi kunezimfihlo abazenza ngathi, so abanye basebenzisa isibongo Kanti kwakufihlwa ihlazo ngabo..bbese ekukhulekeni kwakho usho konke okufunayo ,okuhle nokubiπππawubizi Gama lamuntu la..noma bathe ushiywe uBongani ,Wena batshele nje uthi, kumanje anginamuntu engizohlekisana naye manginesthukuthezi, umsebenzi awutuolakali, ningihlekisa nezwe...njalo njalo nawe uzozizwa emkhulekweni kutji ukudonselaphi,uyekele masuzwa usuryt..lokhu kwenza izinsuku 3-7 days uyakhetha kuthi ufuna 3 days or 7 days bese unaka amaphupho akho, ungabike usubuya usuzoxoxa ngawo la ngoba khona abengenanembeza abazobona okuthile ovuke nakho, bebone Thina ,bekusebenze uze uzisole ...,
NB, uyakwenza ehlane or lapho hlala khona but zila ucansi nenhlamba nenzondo