
23/08/2025
Camagu
Kunabantu abahluphekayo majhe kodwa ekuqaleni izinto zabo bezihamba kahle inkinga kuthi uma banikwa izihlanhla ezisuka emadlozini ba hamba bayobonga endaweni eziwrong,idlozi ngeke lijhambule uma likunika izinhlanhla emva kwalokho wena uyobonga esotweni.
uyakwazi kuthi uthathe imali uyonikela esotweni kodwa awukaze uhlabe imbuzi for Idlozi lakho,uyakwazi kuthi uthathe imali uyodla nabangani bakho kodwa awukaze uthengele umzali wakho okuthile okukhethekile khumbula umzali nguye ophethe i connection enkulu emadlozini uma ujhambulisa yena usuka ujhambulisa idlozi.
Idlozi liyakhathala ukunika umuntu ongenayo iqondo izinhlanhla ingakho abanye bantu badonsa kanzima empilweni yabo majhe.
bakwethu umuntu angiyiluthu ngaphandle kwedlozi lakhe, unkulunkulu anganadaba kuthi wena ufuna umuzi omuhle nezimoto ezihle ufuna ukusebenzisa kulwa no satan kphela. abantu bazokupha izinto ezihle empilweni yakho Amadlozi yakini.
nendonda or umfazi wakho uma angakuthengela imoto wena ujike ulayishe amanye amandonda or abafazi ucabanga kuthi uyozizwa kanjani angayithatha nokuyithatha kunjalo nase madlozini.
WhatsApp number
0685422510