Mbadlambadla

Mbadlambadla Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Mbadlambadla, Doctor, Richards Bay.

siyathaka imithi sikuposele, uyafika ekhaya sikusize enkingeni obhekene nayo, siyabethela, siyaphakamisa amabhizinisi senze nokunye okuningi, uyafona noma usende uwhatsapp ubuze odinga ukusizakala kukho 066 403 8985

02/08/2025
Umuthi wenhlahla, Green mamba, nhlanhlemhlophe, uvumaKuxube ukuvalele  kubole  ndawonye kuze  kome bese  uyakugaya  uzog...
18/07/2025

Umuthi wenhlahla, Green mamba, nhlanhlemhlophe, uvuma

Kuxube ukuvalele kubole ndawonye kuze kome bese uyakugaya uzogquma ugeze

Thola ondwangu emhlophe, isigubhu esingenalutho, inkukhu ozohlambulula ngayo bese uyahamba uyethuneni nalendwangu nesigu...
10/07/2025

Thola ondwangu emhlophe, isigubhu esingenalutho, inkukhu ozohlambulula ngayo bese uyahamba uyethuneni nalendwangu nesigubhu ozofaka kuso inhlabathi, kuba nemithi yakhona ozoyikhwifa ethuneneni uvuse lomuntu ukhulume naye umthathe uhambe naye ufike umhlambulule bese umubeka endaweni yakhe la othi uzohlala khona, bese udla igobongo lakhe ukuze axhumane nawe akhulume nawe ezokufuna nezembatho zakhe, akutshele konke akudingayo kuwe and nawe uzobe sewuxhumana naye umthume la ofuna akuvulele khona...mina ngazi sitshontshwa kanjalo isidalwa, kodwa ke abathakathi basithatha kanjalo nabo isidalwa beyosihambisa indlela zokuganga...wena sithathe usithume okuhle, kuthwalwa kanjalo ngesidalwa sizisholo sona esikufunayo kuwe not ukt wena uthi uzokwenza lokhu okucabangwa iwena, uma udinga ngikuchazele ungafona ngoba nokubhala akuchazeki kahle 066 403 8985

Uma udinga isikhundla noma ngabe ikuphi la okhona1.thola umuthi uskhundla, umusa,uvuma omhlophe, umthathe,umabusane, ink...
09/07/2025

Uma udinga isikhundla noma ngabe ikuphi la okhona

1.thola umuthi uskhundla, umusa,uvuma omhlophe, umthathe,umabusane, inkosi yezinyosi kube izinqulu zemfene lamathoshi ayo angemuva, kugaye uhlanganise ngoju lwezinyosi bese imithi uzogquma ngayo 3 days, lokhu osekuhlangene konke uzohlala esitulweni ugcabe amahlombe omabili

Kukhona ke nokunye okungenayo kuya ngokuthi ufisa ukuhlala kanjani kuleso sikhundla

Esihlangene R800

066 403 8985

Qunisa imoto kumasela nakulabo abakufisela ukt ikuwise..
08/07/2025

Qunisa imoto kumasela nakulabo abakufisela ukt ikuwise..

07/07/2025
10/04/2022

In loving memory of my brother, RIP BROTHER

Address

Richards Bay

Opening Hours

Monday 09:00 - 17:00
Tuesday 09:00 - 17:00
Wednesday 09:00 - 17:00
Thursday 09:00 - 17:00
Friday 09:00 - 17:00
Saturday 09:00 - 17:00
Sunday 09:00 - 17:00

Telephone

+27726867677

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Mbadlambadla posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Practice

Send a message to Mbadlambadla:

Share

Share on Facebook Share on Twitter Share on LinkedIn
Share on Pinterest Share on Reddit Share via Email
Share on WhatsApp Share on Instagram Share on Telegram

Category