25/05/2026
7Emakhosini Ngiyakhuleka
Whatsapp: +27 61 009 5315
Uthi UMKHULEKO wami wantambama , Syakhuleka ezithunyweni ezasabela empilweni zethu zathi mesabela zathi ZIYOSABELA ngokuhl ,nangokukhanya .
Ngyakhuleka kuzona zonke Izidalwa ezathi ziyoza ngokukhanya kubona Bonke abasakuloluhambo lwedlozi ,ngyakhuleka ukuba libavulele Indlela labo abasazamayo , nalabo abasaqalayo kulendlela ,
Kuzona zonke izishingishane zomoya ezathi ziyophakama aziqhubeke ziphakame ngpkuhle zinicacisel Indlela ,zinganihluphekisi kepha zinitshengise okufanele nikwenze
Ngiyakhuleka ukuba kubona Bonke abayofunda lomkhuleko bavuleleke zikhanye izindlela zabo , 🙏😭 noma kulukhuni ngiyacela Unkulunkulu wokhokho aqhubek anivulele
Inkosi ithele umusa🙏😭
👏👏+27787691917