Spiritual Healing and Dreams translation

Spiritual Healing and Dreams translation WE ALL NEED HEALING ONE WAY OR THE OTHER BUT THE FIRST STEP START WITH ACKNOWLEDGING THAT YOU NEED TO HEAL.
(2)

Yabona Lana ngikhathele ngudakwa kodwa umsebenzi kumele uqhubeke
09/10/2025

Yabona Lana ngikhathele ngudakwa kodwa umsebenzi kumele uqhubeke

Namhlanje angidlali nezingane, working towards my dream⚡⚡🤘 Abantu bazophila noma kanjani
09/10/2025

Namhlanje angidlali nezingane, working towards my dream⚡⚡🤘 Abantu bazophila noma kanjani

08/10/2025




⚡⚡⚡

08/10/2025

Ama Ring anqabile too much awasaphumi nakuma lucky sherbet 🤣🤣🤣

06/10/2025

Ai kuvele kuvuke usinga nkosiyami💃💃💃

02/10/2025

Not everyone In your life comes to stay some come to teach you lessons you will need in the future normalise letting go of people when they no longer serve the purpose.

Amadliso nezibambelelo aziyona impendulo, what of udlisa umuntu ahlale phela ngoba umuthi uyasebenza kanti usuzimambezela ekutholeni ubambo lwakho kodwa ke ngoba sikhona zizinyanga uzolithola idliso kodwa uyophilela ukuvuselela bonembeza uzolokhu uthi ngikhona njalo ukubuze ukuth ngabe usakhona makube awumdlisanga , before ubambe umuntu ngomuthi Ake uzibuze ukuthi what if umisa izimpilo zenu kokuncono.

⚡⚡⚡

02/10/2025

Well said.

02/10/2025

Amaphupho kwabanye ABA zinkombandlela kungakho isilungu sithi follow your dreams.

Uma ungumuntu oba namaphupho kodwa uwusabi nawo noma awuwakhumbuli Uma usuvukile enza lokhu okulandelayo...uzokhetha okuhambisana nawe.

Bilisa impepho ebese ucwenga Kahle uphuze inkomishi before ulale.
Bilisa ubisi( long life) uphuze ingilazi phambi kokulala.
Fafaza isnuff phansi komqamelo uzolala kuwo.
Chela amkhona egumbi olala kulo Ngosawoti omahhadla.
Faka amanzi ngendishi encane noma ngengilazi phansi kombhede olala kuwo
Enza iziqiniseko sokuth akukho izicathulo phansi kombhede olala kuwo.

⚡⚡⚡

Uma unesichotho ubona kanjani?Kubi nalezi zimpawu ukuqubuka kobuso,Ukukhathala okunamandla, amaphupho amabi okubalwa uku...
02/10/2025

Uma unesichotho ubona kanjani?
Kubi nalezi zimpawu ukuqubuka kobuso,Ukukhathala okunamandla, amaphupho amabi okubalwa ukuphupha amaxoxo,amakaka noma Wena qobo usendle,ukuphupha ugeza lokhu kuyasho futhi ukugadlwa ngemithi noma ukungcola kwelikamoya, ukuphupha unqunu lokhu futhi kuyasho izinkukumo ezimbi ngawe noma ihlazo,ukuphupha igazi

Naku okulula futhi okungabizi okungakusiza

Thola lokhu

Usawoti amahhadla
Spirit
Umadubula (ushibhoshi)

Uhlanganise konke lokhu ebese uthi fahla emanzin okugeza 3 days uzowubona unehluko .
⚡⚡⚡

02/10/2025

Enemies sometimes comes as friends so be very careful who you allow into your life.

02/10/2025

Uhambo lukamoya is a very lonely journey, you need accept when people exit your life and it's not for the weak and faint hearted.

Address

Umlazi

Opening Hours

Monday 09:00 - 17:00
Tuesday 09:00 - 17:00
Wednesday 09:00 - 17:00
Thursday 09:00 - 17:00
Friday 09:00 - 17:00
Saturday 09:00 - 12:00

Telephone

+27718468577

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Spiritual Healing and Dreams translation posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Share on Facebook Share on Twitter Share on LinkedIn
Share on Pinterest Share on Reddit Share via Email
Share on WhatsApp Share on Instagram Share on Telegram