The Immune Doctor

The Immune Doctor Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from The Immune Doctor, Medical Center, Umlazi.

20/05/2026

Sanibona, isizathu sokunizwisa oFakazi ukuthi nizizwele nani abantu besizakala futhi bebonga ngokuthi immune doctor ishintshe impilo yabo. Njengoku bhala kwethu ukuthi uyasizakala naku mkhuhlane, nangu uFakazi esivumela. Zitholele eyakho nawe Immune doctor.

12/05/2026

Sanibona, nangu ufakazi ezikhulumela ngosizo yena nomndeni wakhe abaluthole ngokusebenzisa immune doctor. Immune doctor isiza ezintweni eziningi. Uma ubusulahlekelwe ithemba ngesifo obhekene naso, shayela inamba yaka immune doctor uzothola ukuchazeleka ngokuthi uzoyitholaphi futhi uyisebenzise kanjani. Siyabonga🙂

24/04/2026

Sanibona, nabu obunye ubufakazi esibuthola kwabasebenzisi be-Immune doctor esibasizile. Ungakhohlwa ukuthi mawuqeda ukuyithola ufonele le namba 076 692-6848 uzokwazi ukuchaza isimo sakho bese uyalalelwa ukuthi uzoyisebenzisa kanjani. Thola eyakho njengoba kuphela inyanga ukuze nemikhuhlane idlalele kude nawe.

Sithanda ukufisela uSifiso “Mahlase” Sibisi usuku oluhle lokuzalwa namhlanje, ongumsunguli we-Immune doctor.Sicela usibh...
20/04/2026

Sithanda ukufisela uSifiso “Mahlase” Sibisi usuku oluhle lokuzalwa namhlanje, ongumsunguli we-Immune doctor.

Sicela usibhalele ngezansi ukuthi wena Immune doctor ikusize kanjani empilweni yakho.

Siyabonga.

15/04/2026

Isikhathi sokushintsha kweSeason sesifikile, kanti yiso isikhathi lapho umkhuhlane, nomkhuhlane wamakhaza kuvame ukwanda khona. Qinisa amasosha omzimba wakho ngeImmune Doctor ukusiza ukuvikela wena nomndeni wakho kuleSeason. Hlala uqinile, uhlale uready. Cela nilalele uMahlase echaza kabanzi kulepost engezansi.

02/04/2026

Sanibona

Sesizoqala iholidi lempelaSonto ende, abahlali bahambela izindawo ezahlukahlukene. Lamaholidi ahlanganisa abantu abaningi ndawonye okungadala ukuthelelana ngezifo. Qinisa amasosha akho omzimba. Kanti futhi ungaphathela nabathandiwe bakho

Siyabonga

26/03/2026

Sanibona

Cela nilalele amaTestimony asendwe abanye babasebenzisi beImmune Doctor kuWhatsapp.

Izindawo etholakala kuzona uzozithola kumacomments. Bunembuzo emayelana nento ekuphethe uzofona kulenumber 0766926848 💪🙏🏻

18/03/2026

Good morning everyone 👋

Please take a moment to listen to the audio below for more information about Immune Doctor, how it supports your immune system, and where you can find it.

For even more insights, follow our new TikTok page where Mahlase will be hosting LIVE sessions to answer all your questions. You’ll find the TikTok link in the comments.

Stay informed and take charge of your health 💪🙏🏻

20/11/2023

Siyabingelela kubasebenzisi be immune doctor

Siyazi ukuthi iskhathi esiningi beningazitholi izimpendulo kuleli Page futhi siyazi kukhona abahlala ezindaweni ezinganayo Immune doctor kodwa bayafisa ukuyithola. Lokho sekuzoshintsha manje ngoba sizimisele ngokuthi wonke umuntu athole usizo , ngalokho ke besifisa ukwazi imininingwane ethize ukuze Nathi sikwazi ukusiza.
Besifisa ukuhambela izindawo zaKwazulu natal ezinganayo Immune doctor ukuze bezokwazi ukuyithola. Besicela abantu baComment ngezindawo abafisa size kuzo kulePost. Kanti nalaba abafisa ukuthunyelwa abahlala kwamanye amaProvince ngo Wednesday sizobanika amaDetails ukuthi sizobasiza kanjani.

Siyabonga🙏🏽
NgeImmune doctor, abaphile abantu.

19/09/2023

Sanibona,

Imunne Doctor isiyatholakala eGoli/Johannesburg kule address engezanzi,

Address : 84 Markade Building
President Street
Room 506S

For quick responses call or whatsapp this number 0766926848 8am-5:30pm
19/04/2022

For quick responses call or whatsapp this number 0766926848 8am-5:30pm

Address

Umlazi
4031

Telephone

+27766926848

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when The Immune Doctor posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Category