Emmaus Hospital

Emmaus Hospital Emmaus District Hospital is in uKhahlamba, under uThukela District. We sre a level 2 hospital with

07/05/2026

Ukufundisa uMphakathi kungumsebenzi wethu, ukuze bezokwazi ukubambisana nathi njengesibhedlela kanye namakilinikhi Okhahlamba. Izibalo zikhomba ukuthi abesilisa abayi ukuyohlolwa ezikhungweni zezempilo nokwenza ukuthi bafike ezikhungweni izifo sekunzima ukuba zilapheke. Lapha between nxenxwa ukuba bazojwayeze ukuya ezikhungweni zezempilo ngoba izifo eziningi ziyelapheka uma umuntu efike kusenwsikhathi. UMxhumanisi woMphakathi nesiBhedlela uye wanxusa umphakathi ukuthi uzifake izikhalazo njengoba kuyilungelo labo ukwenzenkalo.

07/05/2026

Isibhedlela Emmaus siyaphuma siye emphakathini, ukuyonikezela ngolwazi kuma lungu oMphakathi. Lapha kwakukhuthazwa naMadoda ukuba eye ezikhungweni zezempilo njengoba izibalo ziveza ukuthi abayi futhi baya seku late izifo sezihambe ibanga elide sekunzima ukwelapheka. Siphinde sikhuthaze abantu ukukhalaza, ukuncoma nokufaka imibono ukuze sikwazi ukulungisa lapho kufanele silungise khona. Abakhuluma lapha ngu PHC Manager Ms D.Z Hlongwane no PRO Mrs S Mhlukani.

18/03/2026

Isibaya saMadoda

18/03/2026

Isibhedlela iEmmaus Men's health event- Nogaga Community Hall- 18 March 2026. Isibaya Samadoda, kuzoxoxwa,ngokunakekela ngokwezempilo kuMadoda. Ukhona no DSD kanye no SAPS. Siyabonga kakhulu ku Khansela uBaba uHadebe ngokubambisana nomnyango weZempilo ukwenza lolosuku l**e impumelelo.

02/03/2026

Abaphathi besiBhedlela Emmaus badlulisa ukubonga okukhulu kubasebenzi ngokunikela ngezimali zabo ukuhambisa uJonny lwelakubo Western Cape endaweni yase Beaufort West emva kwe minyaka engaphezu ka 15 ahamba ekhaya. Kubemnandi esezolandwa isihlobo sakhe uMnu Ben Lebatala bezogibela ibhasi eliya Beaufort West. Inkosi inibusise nonke basebenzi eniphose esivivaneni kwasho kwakhululeka nombhede ozokwazi ukusenenziswa ukulala omunye ogulayo.

Isibhedlela ku Bantu namhlanje sisendaweni, yase Okhombhe ku ward 7 ePhola Park Creche. Kukhona oDokotela, Usomsoco, aba...
25/02/2026

Isibhedlela ku Bantu namhlanje sisendaweni, yase Okhombhe ku ward 7 ePhola Park Creche. Kukhona oDokotela, Usomsoco, abamazinyo, abamathambo, abezindlebe siphinde sihlolele nama hlala khona kanye nesandulela Ngculazi. Ikilinikhi yaMadoda nayo ikhona kanjalo no Nabwaifazane bayahlolwa umlomo wesibeletho. Phuthuma ungasali. Abantwana nabo bayabonwa futhi bagonywe.

18/02/2026
Izolo ngomhlaka 28 January 2026, sivakadhelwe ngaBafundisi bamahlelo ahlukaglukene bezothandaza esi headless, Emmaus kok...
29/01/2026

Izolo ngomhlaka 28 January 2026, sivakadhelwe ngaBafundisi bamahlelo ahlukaglukene bezothandaza esi headless, Emmaus kokuba abaphathi Sibhedlela bayebacela ukuba kube nomthandazo. Sithanda ukudlulisa ukubonga okukhulu ngentshumayelo nemithandazo eye yenziwa eMawodini ethu, impela uNkulunkulu ubekhona phakathi kwethu.

11/12/2025

Mrs T.R Mthembu.

Size kuwe Nkosi, sithi Syabonga ukugcinwa ebudeni boNyaka njengabasebenzi. Ebenezer usigcine kwaze kwalapha๐Ÿ™Œ๐Ÿ™Œ๐Ÿ™Œ๐Ÿ™Œ
11/12/2025

Size kuwe Nkosi, sithi Syabonga ukugcinwa ebudeni boNyaka njengabasebenzi. Ebenezer usigcine kwaze kwalapha๐Ÿ™Œ๐Ÿ™Œ๐Ÿ™Œ๐Ÿ™Œ

Address

Cathedral Peak Road
Winterton

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Emmaus Hospital posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Practice

Send a message to Emmaus Hospital:

Share

Category