Dr Makhehlana inyanga yomoya

Dr Makhehlana inyanga yomoya Siyahlola siyabethela siyalapha sakha izinto zenhlanhla u dokotela utholakala kwasanti wendolins0672188571

Nasi isibunge ngisifake kwi special sika R500 mune bhizinisi vuka ushise lento ekuseni la osebenzela khona lesi sifuna u...
17/04/2026

Nasi isibunge ngisifake kwi special sika R500 mune bhizinisi vuka ushise lento ekuseni la osebenzela khona lesi sifuna umuntu onendawo asebenzela kuyona eyodwa ayiii umuntu osh*tsha indawo esabantu abanetolo ama tarven ama fast food njalo njalo amakhemisi

Sekusile asivukeni sigaye umuthi baphile abantu
17/04/2026

Sekusile asivukeni sigaye umuthi baphile abantu

Abelaphi abaningi bahluphekiswa ubuvila lenkulumo yami iqondene nabelaphi mawusebenza abantu vuka ekuseni uyokha imithi ...
16/04/2026

Abelaphi abaningi bahluphekiswa ubuvila lenkulumo yami iqondene nabelaphi mawusebenza abantu vuka ekuseni uyokha imithi ehlathini ubuye nayo uyibeke egcekeni mangabe wakha isibunge for example thungatha leyomithi ehlathini ubuye nayo uyiqobe uyigqule uphinde nangakusasa ubuyele futhi wenze okufanayo

Lemithi izothi mase ihlangene ungakaqedi wena bese izilandela yona abanikazi bayo abafuna lenduku oyigayayo kungaba mhlampe eyezitha okanye zintelezi umuthi uzobe ukutshela wena ukuthi usuyaphila wona phakathi kwekhaya .

Mugaya induku yokwelapha noma umdonso ungalinge ubize abantu noma uwukhangise abanikazi bawo bengakazivezi indlela yokuhlola umuthi ukuthi uyaphila yini wena vuka zonke insuku uwugaye ungaxhamazeli ugxile emthini owodwa mangabe kuyi sbunge musa ukusihlanganisa nokugaya intelezi gaya isibunge uze usiphothule fanele singakaphothulwa sibe sesivelile ukuthi sesiyaphila abantu bazofika kuwe bafone bonke bazofuna lowo muthi kulezo nsuku lapho uzobe usune sure ukuthi lenduku oyigayayo iyasebenza idlozi liyayibona ungajahhi imali abantu bafake ku hold uqhubeke uze uyiphothule

Yekani lokulala usuku lonke nihlale emafonini uvuke uyodla ubuyele embhedeni uyolala kodwa uzibiza ngesangoma noma inyanga ubozazi ukuthi uyaziphoqa munjalo awungeniwe umuntu ongeniwe wakhethwa abadala akalali akahlali ndawonye uyakuhluphekela ukusindisa abantu umfica eyaluza lonke izwe efuna amathambo amafutha zinyoni izandla zelwane amaqina ezinyamazane ethile lento iphila kuye mulala emini ubokwazi ukuthi uzivala wena uvala umsebenzi uyoshisa ibunge uphephethe igubhu uze utsheke umlomo kanti ikinga ikuwe uqobo imdonso yemali iyahambiselana nethonga lakho ngeke ubalethe abantu unganayo into yokubasiza yikho phela kunabantu abalanda igubhu zingasebenzi uthole ukuthi usilande kumuntu osenzayo ngempela kodwa sinqabe bese ehambe ethuka abantu ebabiza ngamaqola kanti uziqola yena uqobo kuqala ngokuvilapha kwakhe e.g

Musebenzisa umuthi wentombi uyageza uswenke unuke kamnadi uzithande

Umkhulu unesicelo ntambama kuwo wonke umuntu othatha number musa ukubuza izinto ezingena sdingo angisoze mina ngakunxenx...
15/04/2026

Umkhulu unesicelo ntambama kuwo wonke umuntu othatha number musa ukubuza izinto ezingena sdingo angisoze mina ngakunxenxa noma ngakuncenga ukuthi uze emakhosini akithi angilona lolo hlobo lwenyanga musa ukubambezela abantu abagulayo abadinga usizo kimi wena ulokhu uthi angichaze ukuthi induku ethile ihluke ngani isebenza kanjani mu serious fika kimi makungavumi ungezi futhi bayazi abangaziyo ngiye ngithi muzoza kimi uboshisa impepho noma uyophahla ehlane ucele kwabakini makungavumi ungezi idalwa zethu azixhumene dlulela phambili abelaphi baningi kabi la emnyango muzolokhu ungifundekela ngokuthi ngichaze ukuthi igubhu zihlukene kanjani ngithi sengichazile ubuze ukuthi uzosizakala yini ufuna ngikushele ngikuncenge ukuthi yiza kimi lutho ngiyaku blue tick nje kufana nalaba umuntu alokhu zonke insuku akufonelele ukuthi uyeza lapho naku whatsapp nangu beseke laba abagulayo ngempela sibanake nini ufuna ngithini ngithi woza ?bakwethu abelaphi baningi uma ungathembi uzosizakala ungaphoqi makungavumi uze kimi musa ukuziphoqa vele akuvumi ngoba idalwa zethu azixhumene azikuvumeli ukuthi usizwe yimi bakhona abadalelwe ukusizwa yimi .

Yazi la e pageni kune nsizwa eyake yas**a capetown yeza kimi ingafonile yafona isise thekwini isicela ngiyiphe indlela eza ekhaya beseke umuntu olapha ethekwini azophazamisa abantu abaxakekile njengoba silapha nje asifanani if wena nyanga ozihambayo ziyakuncenga zikushele ukuthi uze kuzona kwazi ukuthi asifani mina angikwenzi ngisho ungikweleta angikuladeli bayazi abaziyo uhamba uze uzibuyele wena ekhaya usuxakekile futhi sifike sikusize futhi .musake ulokhu uzobuza ngezizwe ubuzise kwengane nihlulwa abantu besfazane yazi abantu besfazane abahluphi ngeke umuzwe elokhu ebuza ukuthi uzizwe zonke unabo yini ubungozi uyazi vele lento ngiyichaze ngaqeda kwi page why kuzomele ebuze into ayilandelele ebona ukuthi kuthiwa isebenza kanjani .

Ngisekutheni abantu abaye la abaholelwa khona umoya wabo namadlozi abo phahlani nikhuleke maniya kubelaphi

Ngicela mangabe unekinga yedlozi noma umsamo owaphendulwa uzame lenduku ka mkhulu ikwi special sika R600 mukude siyaku p...
10/04/2026

Ngicela mangabe unekinga yedlozi noma umsamo owaphendulwa uzame lenduku ka mkhulu ikwi special sika R600 mukude siyaku posela yona uyabhava ngayo ibanda emfuleni ohambayo kuningi esikwenza ngalomuthi inkosi yomuthi sigezela phezu kwesibuko sigeze phezu kobulongwe sisuke sesilwa sibiza abakithi abathwebulwa buyisa idlozi lakho 0672188571

Special sika 5000 neqhude elibomvu sona sehlile sibawu 8000 sisiza kofuna ibandla lakhe ligcwale Isigodlo sakho siyavulw...
10/04/2026

Special sika 5000 neqhude elibomvu sona sehlile sibawu 8000 sisiza kofuna ibandla lakhe ligcwale
Isigodlo sakho siyavulwa silaphe nabantu abangena kuso
Sisiza one stolo or tarven
Odayisa ngomzimba
Onamakhumbi
Ofuna abafazi abacebile siyamsiza
Call 0672188571

Umkhulu unipha nasi special sika zizwe zonke ngo 1500 ucela abawu 5 kuphela abafuna lokhu okulandelayo Uyagembula Unesit...
10/04/2026

Umkhulu unipha nasi special sika zizwe zonke ngo 1500 ucela abawu 5 kuphela abafuna lokhu okulandelayo

Uyagembula
Unesitolo
Unetafula
Uyadayisa impahla or ama fruit emgwaqeni
Casino kakhulu 👌
Unesigodlo akusebenzeki

Sondela ku mkhulu

Nawa amaphakama lana siphakamisa inhlanhla owazalwa nayo siphakamisa umcebo ingene kwezemali ingena kweze skhundla emseb...
27/03/2026

Nawa amaphakama lana siphakamisa inhlanhla owazalwa nayo siphakamisa umcebo ingene kwezemali ingena kweze skhundla emsebenzini isikhundla emphakathini uhlezi uphatha mawudla lezinduku zingena kumagona noma izigubhu umuntu ofuna ukuduma inyanga isangoma umthandazi

Kanti nasemagobogweni ayisali lenduku iphakamisa idlozi nesithunywa ubhule

Umkhulu ukhipha nawu uzizwe zonke ngo 1200 s**a kusasa kuyagcina ngesabatha sidinga ababili noma oyedwa xhumana nathi la...
25/03/2026

Umkhulu ukhipha nawu uzizwe zonke ngo 1200 s**a kusasa kuyagcina ngesabatha sidinga ababili noma oyedwa xhumana nathi la 0672188571

Chela igceke lakwakho nganayi intelezi 0672188571 siyaku posela mukude eyegceke ilwa nabathakathi
16/03/2026

Chela igceke lakwakho nganayi intelezi 0672188571 siyaku posela mukude eyegceke ilwa nabathakathi

Intelezi yegceke mangabe uhlushwa imimoya emibi egcekeni lakwakho uhlushwa abathakathi uxakwe izitha .umuntu oxakwe isil...
14/03/2026

Intelezi yegceke mangabe uhlushwa imimoya emibi egcekeni lakwakho uhlushwa abathakathi uxakwe izitha .umuntu oxakwe isilwane esilala naye lentelezi ilwa nalezo nhlobo umuzi wakho mudelelekile nje abantu bayazenzela lena ihlaliswa nesikhali phakathi iyabulala impela kubathakathi

Munekinga yomsamo owaphendulwa niyasebenza kodwa akwenzeki lutho noma khona owathwala ngedlozi lakini niyafesa aniqashwa...
21/02/2026

Munekinga yomsamo owaphendulwa niyasebenza kodwa akwenzeki lutho noma khona owathwala ngedlozi lakini niyafesa aniqashwa ndawo nenze imsebenzi kubhede kakhulu awuthole lenduku ka mkhulu uyisebenzise esingangeni nge candlel elimhlophe neli yellow nempepho ubabize abakini noma uye emfuleni ohambayo omkhulu uyophahla khona bese ugeza ngalomuthi kwenze 5 days lento uzobona ngamaphupho akho azokutshela mase befikile qathatha abakini 067 2188 571

Address

Pinetown Kwa Santi Wendolins Uthi Wehla Estolo Kwama Gwegwe
Durban
UMKHULUUTHOLAKALAPINETOWNKWASANTISIYAPOSANGOPEPKWABAKUDE

Telephone

+27795591606

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Dr Makhehlana inyanga yomoya posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Category