02/12/2022
Thokozani bogogo nomkhulu
Kubo bonke ubunzima bempilo obhekene nabo njengamanje, ungabi nomcabango wokuphosa ithawula ngoba uzitshela ukuthi ngeke kusalunga. Bekezela ngane yakwethu 🙌uma sekuyokhanya kuba mnyama kakhulu 🙏