Gogo NaNgubeni

Gogo NaNgubeni Traditional Healer

08/05/2025
13/01/2025

Siya Thokoza bantwana beNkosi. Side isikhathi ngagcina ukuba active la ku Facebook. Ngiyathemba niyaphila. Sibonge inyama isahlangene nomphefumulo 🙏🙏

11/01/2024

Thokozan, nivuke njani. Yazi kulonyaka umuntu Ake nje azibeke yena phambili, Ake siyeke lento yokucabangela abanye Abantu ukuthi kumele kujabule Bani kuqala kunawe. Ukuthi kumele wenzele Bani kuqala kunawe yoooo. Some of us put other peoples needs first before ours ngenhliziyo enhle esinayo ugcine wena unganalutho, impilo yakho ime ngoba wenzela abanye yoooo iyalimaza leyonto shame. # ubone kuzoba njani. Peace ♥️

Thokozan ngiyathemba nibe be weekend enhle. Nginifisela okuhle kodwa ♥️
08/01/2024

Thokozan ngiyathemba nibe be weekend enhle. Nginifisela okuhle kodwa ♥️

06/01/2024

Happy New year to you all. Hope ningene lahle onyakeni omusha. Phone benginganayo but manje sengivukile all thanks to abantwana bami bedlozi kanye nabantwana bami bangithengele as birthday present anyway today it's my birthday

11/12/2023

Thokozan 🙏🏽🙏🏽
Yazi kwesinye iskhathi uke uzitshele ukuthi labantu ohamba nabo endleleni kungaba anomdeni futhi kungaba abngaphandle wena uzitshele ukuthi konke kuhle phakathi kwenu, nithi kusahamba ubone sebejika behamba ngo left bengakutshelanga, bayeke bahambe wena bese uhamba ngo right uqhubeke nendlela yakho. Kodwa ngelinye ilanga uyobona sebehamba belubheka ukuthi uhamba ngaliphi indlela lapho abasakutholi kodwa bazolokhu bekulandela befuna ukwazi indlela ohamba ngayo kodwa manje abakhoni ukubona wena okwakho ukunaka indlela yakho ukhohlwe abakujikela endleleni. Ngiyathemba niyangizwa ngithini

10/12/2023

Thokoza 🙏🏽🙏🏽 ngiyathemba niyaphila, ngiyaphila nami, inkinga I phone ifile and okwamanje ngisazinika iskhathi sami namadlozi no Nkulunkulu. Ngiyohlale nginibeka emkhulekweni noma ngiphahla. Inkosi inibusise njalo

Address

Kwamashu

Opening Hours

Monday 09:00 - 18:00
Tuesday 09:00 - 18:00
Wednesday 09:00 - 18:00
Thursday 09:00 - 18:00
Friday 09:00 - 18:00
Saturday 09:00 - 18:00

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Gogo NaNgubeni posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Practice

Send a message to Gogo NaNgubeni:

Share