12/10/2024
Yazi kunomuntu wesfazane othi mefika empilweni yakho ulubone ushintsho❤kunomuntu wesfazane okuphathisa okwendoda kubengathi uphila emhlabeni wakho wedwa uzizwe uhloniphekile😍
kunomuntu wesfazane okuthi noma ukwatile but ungeke umuzwe ekubiza ngegama kuye uyohlezi ubizwa ngo babakhe❤umuzongena othandweni ungangeneli ubumnandi but buka impatho nenqubekela phambili🌺kunabantu besfazane aba understand ngisho ebona kuthi kunzima but akaze akulahle uyabekezele ezitshele ukuthi 1day nakini kolunga💓kunentombazane engakuthandeli onakho but ithanda wena qobolwakho. ayikho into ezondwa umuntu wesfazane njengendoda engenaqiniso amanga ayaluqeda uthando kumuntu wesfazane😥
mntaka baba iqiniso libuhlungu impela but liyamkhulula umuntu kodwa amanga abhidla ngisho umshado ka 20yrz ingoba amanga awanamphumela omuhle mphathe kahle loyo muntu❤💖