Engonyameni traditional healers

Engonyameni traditional healers Healers

09/01/2022

Siyakhuleka emaKhosini. Mtaka baba usuze walahlekelwa yikho konke onakho walahlekelwa indoda/ umkakho / izingane zakho ziyakuzonda/ buyisa isithunzi Sakho Landa izinto zakho ezidliwe isikhonyane Phila impilo ekuthokozisayo Wena nabasondelene nawe lungisa uphinde ugeze ithongo lakho phendula idlozi elibi Kube elihlanzekile. Lalela ilula lento ungabheki ukuthi abantu bazothini musa ukucasha ngokuthi nisindisiwe okanye ekhaya basindisiwe Wena ungowomdabu wesizwe esimnyama. Amasiko nemikhuba kuwukhiye nomhlahlandlela wenyathuko/wendlela esisazoyihamba. Konke kulula thintana nabelaphi bendabuko noma ibaphi obethembayo bakusize. Lalela kubamba ezingelayo 🙏

27/12/2021

Minake bafwethu angimlaphi usiyazi mawuzolokhu ungitshela ukuthi ngake ngaya kwabani yamhlula. Eyi fuseg anginandaba nalokho mina angiyena lowo muntu wakho enahluleka naye Wena bheka umehluko engizowenza empilweni yakho qha ngoba masikhuluma ngelinye UGobela sizoqala ukuhleba lento engingayifuni Wena uze kumina bheka mina angifuni ukwazi izangoma nezinyanga osuzihambile. Asixabani njalo zingane zethongo. Khumbula kubamba ezingelayo

30/11/2021

Thokoza zingane zethonga kwasuka lokho namuhla asiqinise ezothando . Amakhaya imisebenzi sibuyelwe isithunzi sivule inhlanhla emhlophe yethu siphakele ithonga ukudla sivale emagcekeni zingangeni inswelaboya siqinise ubudlelwane bethu nesibambisene Nabo sithandwe abaqashi sinqobe izitha kuze sihlale sijabulile. Siyahlola siyasilahla isilwane siyaligeza ithunzi elimnyama siyawulungisa umsamu siyakuqondanisela izinto zakho nethonga lakho siyakhuphulana esithunyweni nedlozi Uma kwacindezelwa nokunye okuningi . Sithinte eNgonyameni traditional healers woza nawe ungaphuthelwa kulenombolo 0734944450 nasezinkundleni zokuxhumana siyatholakala khumbula kubamba ezingelayo

16/09/2021

Thokozani zingane zethonga kwasuka lokho bafwethu asiyekeni ukuya kogobela sifike sinikwe impande yaleyonkinga esibhekene nayo Uma ithi iyalunga bese siyabaleka after few months ibuyele kuleuankinga bese sigxeka ogobela engashongo ugobela ukuthi sekulungile usungayeka ukuza kuyena wenze self discharging. Lalela kubamba ezingelayo walala Wasala phuma kwezishisayo ungene kwezibandayo mthandi wemali Amandla ubungenawo. Love you all

28/08/2021

Thokoza makhehle nezalukazi zingane zethonga asibambe Lana soqondanisa izinto zakho. Impepho
Umcako
Umkhando
Omhlophe
Nopink
Gquma uphalaze ugeze kasikhombisa
Ngiyozwa ngawe mina

30/06/2021

Thokozani mathonga. ODINGA ukubuyelwa isithunzi emphakathini nakubangani nasemsebenzini uhlonipheke bangakuthathi kancane uthembeke nasesikhundleni esikhokhayo ukuphusaha I business lakho lenze inzuzo engaphezulu ngokudonsa abathengi siyatholakala isibunge sokudayisa. Khumbula kubamba ezidingekayo thintana base Engonyameni traditional healers
0734944450
WhatsApp
0734944450
Ndawonye singanqoba inhlupheko

28/06/2021

Thokozani zingane zethonga. Asiqinise insika emisebenzini ingasilahlekeli njengoba siku level 4 asizilungise sithandeke kubaqashi. Buyisa isithandwa Sakho usikhafule kungapheli ngisho inyanga sizibuyele. Enza umehluko kwezothando ungahlezi ukhala akezwe Wena akuhloniphe ayolobola . Geza ithonga likuphe izinhlanhla nempumelelo. Iba nesithunzi uthandeke emphakathini nakubangani bakho. Cupha ekhaya liqine makugange umthakathi agule aze afe. Qina bangakukhafuli ezintweni zabo zobumnyama. Khipha isichitho ulwisane nomnakwenu
Khipha isilwane ulwisane nomthakathi
Hlala ngokujabula ungabangiswa muntu
Konke lokhu kuyatholakala Engonyameni traditional healers kulenombolo engezansi
0734944450
WhatsApp number
0734944450 zikhathi Zonke
Khumbula
Kubamba ezingelayo
Ndawonye singanqoba inhlupheko

09/06/2021

Bamba u 2 litre weCoke izinti eziwu7 zikamentshisi buza minake sizenzani kodwa sibheke empumelelweni manje love you all

05/06/2021

Thokozani zingonyama kunabantu abaphila impilo ebuhlungu besaba ukuphuma baye kubathandazi nezangoma nezinyanga ngoba besaba abanye Abantu abanye bavinjwe inkolo abakuyona. Lalela kubamba ezingelayo walala wazisola

Address

Durban

Telephone

+27734944450

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Engonyameni traditional healers posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Share on Facebook Share on Twitter Share on LinkedIn
Share on Pinterest Share on Reddit Share via Email
Share on WhatsApp Share on Instagram Share on Telegram