Gog'Manqele

Gog'Manqele Siyelapha siyafundisa. R200 calls and face to face consultations
We courier combos via pexi. For call consultation 083 491 5703.

What did you learn from the journey of Sophie Ndaba ?.
10/03/2026

What did you learn from the journey of Sophie Ndaba ?.

10/03/2026
09/03/2026

Wena owophayo non stop noma ngendlela engaqondakali.

Sondela sinalo usizo.

09/03/2026

Wayesethi kuye uSathane: “Uma uyiNdodana kaNkulunkulu, yisho kuleli tshe ukuba libe yisinkwa.”
UJesu wamphendula wathi: “Kulotshiwe ukuthi: ‘Akusinkwa sodwa umuntu azakuphila ngaso.’ ”
NgokukaLuka 4:3-4

Ssn'bonani nonke ekseni.

08/03/2026

Big shout-out to my newest top fans! Zinhle Mazibuko Mwelase, Noxolo Khumalo, Thabile Nkosi, Mandisa Ndisoh Hlangalezwe, Nokulunga Zeeh Zulu, Debra Debra, Sipho Samuel Zitha, Centesr AI, Winnie Manondaba Mancizah Zondie, Zinhle Ndosie, Mandisa Mandy, Noluthando T Gal, Thabani Dlamini, Mfunie Magie, Dineo Nonyane, Mpofu MarryJaine, Thobeka Mawabo KaTeelilly, Thulani Phungula, Nhlakanipho Ngwenya, Tandeka Mandlovu, Makhosi Ndebele, Calisca Khake, Happy Mlotshwa, Sbiya Sotobe, Nomaindia Cirhakazi Indie Mapotwana, Fezekile Fezekile, Lindile Sne, Nonhlahla Mlungwana, Lu Ngi Le, Tbk Sondiyah, Dleziny Inyoka, Nikiwe Patricia, Nomthandazo Thandazo, Fikile Hlongwane, Nkosazane Malotho, Mandah Mabulane, Sdudla Ma-mkhananda Omuhle, Ratebza Racheal Rakgalakane, Mbulazi Khumalo, Umtukulu WeBenguni Ulamkholo, Nkos'khona Wiseman, Sabelo Zungu, Sbonga Mkhonza, Thulisile Magubane, Sphiwe Masango, Tito's Macamo, Luleka Hlozin, Sneo Messia, Nosipho Sanelisiwe Shangase, Nontobeko Ntobza

06/03/2026

Sizokhuleka njengenhwayelo ngo 00:00.

Yini offisa sikukhulekise kuyo?.

06/03/2026

Uma izwe linizonda, niyazi ukuthi langizonda mina ngaphambi kwenu. Uma beningabezwe, izwe belizakuthanda okwalo, kepha lokhu ningesibo abezwe kodwa nganikhetha mina ezweni, kungalokho izwe linizonda.

NgokukaJohane 15:18-19
San'bonani

06/03/2026

Babusisiwe abampofu emoyeni,
ngokuba umbuso wezulu ungowabo.
Babusisiwe abakhalayo,
ngokuba bayakududuzwa.
Babusisiwe abamnene,
ngokuba bayakudla ifa lomhlaba.
Babusisiwe abalambele,
bomele ukulunga,
ngokuba bayakusuthiswa.
Babusisiwe abanesihawu,
ngokuba bayakuhawukelwa.
Babusisiwe abanenhliziyo ehlanzekileyo,
ngokuba bayakubona uNkulunkulu.
Babusisiwe abalamulayo,
ngokuba bayakuthiwa abantwana bakaNkulunkulu.
Babusisiwe abazingelwa ngenxa yokulunga,
ngokuba umbuso wezulu ungowabo.

NgokukaMathewu 5:3-10.

06/03/2026

Uma-ke kukhona kini oswela ukuhlakanipha, makacele kuNkulunkulu obapha bonke ngobuhle engajakadi, khona uyakuphiwa. Kepha makacele ngokukholwa engangabazi ngalutho; ngokuba ongabazayo unjengedlambi lolwandle eliqhutshwa, ligujiswa ngumoya. Ngakho makangasho lowo muntu ukuthi uyakwamukeliswa utho yiNkosi, umuntu onhliziyombili oguquguqukayo ezindleleni zakhe zonke.

EkaJakobe 1:5-8
Amen ekhaya.

05/03/2026

Kukhona ocele izithakazelo zakwa Mkhize.

izithakazelo zakwa Mkhize

Gcwabe
Khabazela
KaMavovo kaZihlandla
Gubhela
Mumbo omhlophe
Wena waseMbo
Wena okhanya amasi esiswini
Singela
Nhlama eyaphelel etsheni
Ngunezi
Mumbo ombulazi
Sibi side esimaphandla esaphandla abeNguni bavungama
Sibi side esimajembelezane
Nina beNgwazi mabhudle
Eth isabhudle yabuye yaphind yabhudla
Malala amahle
Nina enalala nomunwe
Navuka nakhwifilanga
Nzalo ka sambela
Nina Baka Sdaphudaphu ngokubadaphunela
Nzalo ka luzalo

Mkhize

05/03/2026

“Ngiqinisile ngithi kini: Konke eniyakukubopha emhlabeni koba kuboshiwe ezulwini, nakho konke eniyakukukhulula emhlabeni koba kukhululiwe ezulwini.
“Futhi ngiqinisile ngithi kini: Uma ababili kini emhlabeni bevumelana noma ngaluphi udaba abalucelayo, bayakulwenzelwa nguBaba osezulwini. Ngokuba lapho kubuthene ababili noma abathathu egameni lami, ngikhona lapho phakathi kwabo.””

NgokukaMathewu 18:18-20

Address

Mtubatuba KwaMsane Eyfisweni
Durban
MLAZIVSECTION

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Gog'Manqele posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Practice

Send a message to Gog'Manqele:

Share

Share on Facebook Share on Twitter Share on LinkedIn
Share on Pinterest Share on Reddit Share via Email
Share on WhatsApp Share on Instagram Share on Telegram