Ivulandlela. Dr Shandu

Ivulandlela. Dr Shandu Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Ivulandlela. Dr Shandu, Doctor, Durban.

01/03/2023

Nokba syaphila sbong umusa weDloz noNkulunkulu🙏♥️The king is back bahlali, fully recovered 🔥

28/08/2022

THOKOZAN 👏 👏

amagobongo

Ake sikhulume sidlale ngeqiniso noma libaba

kunabantu abanendiki nendawe

kubalulekile ukuthi umuntu ayohlola esangomeni
asingezwa inzwabethi athi umuntu bathi nginabantu abadala

kubalulekile ke naso isangoma singathwasisi umuntu onendiki nendawe okungamagobongo nje
bakhona abantu abolidla igobongo belidlela kulungisa imimoya nokuyihlunga
nokuthi lemimoya umndiki nomndawe ikwazi ukuhlalisana ibabmbisane ingalwi ingahluphi

njengoba ngishilo abantu abaningi bazithola bethwasile kodwa kade benendiki nomndawe
uma umnomndiki nomndawe lapho bheka izimpawu
zendiki
zendawe
bese udla amagobongo

ngoba siziyizangoma siyabahlukumeza abantu

sibathwasise umuntu engenalo idlozi enendiki nje nendawe

okungabe umumisele amagobongo awaphothule ungamthwasisi
kodwa ngoba sesabola ekuthwasiseni sekuyinto eyenzekayo

umuntu enendiki nendawe engenalo idlozi azithole ethwase bese eba umphuphe angasebenzi

okunye okwenzekayo naku

asifunde ukuhlola ungahloli intwengekho
ungahloli intwengekho mngoma
uma futhi ubona awazi uzathini mtshele iqiniso umuntu

enye into ewrong eyenzeka ehehlelweni nansi

ukufunda ukuthi umbhulo uwenze ipoem or inkondlo wazi ukuthi wonke umuntu ongenayo unalezimpawu uzogcina uhlolela abantu abafikayo bonke intweyodwa

bayakhokha abantu bakwethu bekhokhela UMBHULO
bayakhokha abantu bakwethu bekhokhela IGOBONGO
bayakhokha abantu bakwethu bekhokhela INTWASO

bayathenga abantu bethengela ukuphothula
utshwala
imbuzi
inkomo
umabo wesangoma

ukuthwasa kubiza kakhulu,
kungani ke sizidlalela ngabantu wazi kahle uzodlisa umuntu
igobongo kungafanele
uzothwasisa umuntu kungafanele

kunabantu abahlupheka ngempela okubabhedela konke kanti cha

babangwa zidalwa
banamathunzi amnyama
badinga kohlanjululwa
nokunye okuningi

bese thina sibheka ukuthwasisa kanti cha

unomndiki nomndawe
abanye babangwa zidalwa

bangoma asibhuleni intwesile

okunye abantu abayeke kugcaba ngomlutho baluthe abantu

17/08/2022

THOKOZAN👏

INZUZA/INZUZE
Lona wumoya ongehli ngesizukulwane, awulawulwa yidloz kepha ulawulwa yindlela ozphethe ngayo wena.
Lapha awdingi kwethwasa kumuntu, kepha kufike amaphupho, uphuphe abantu ongabanzi endaweni ongazazi, uheyize ephusheni ubhonge sakndiza,.👏🔥awnqobeki mawnalomoya, Uba nesthunzi nogazi. Uma sewphuphile bayakkhombisa nomuntu ozokkhanyisela izbani masebephothula.
INzuza aylaphi kepha ivula inhlanhla nomcebo , ikphakamise bese yelashelwa yinkosazane🧜🧞

Amabhayi wakhona amhlophe, silver white, silver green no gold.

Ok bambake, ☝️iNzuza ihlukene kabili(eyamanzi , eyentabamanzi)

Amaphupho: imfula emkhulu, neznyoka ezibrown eznkulu, yimpophoma esehlane, Arabians , inkukhu enamachwane, izntombi ezhlobe ngokumhlophe, uphuphe ungaphans kwamanz.

Nekhaya awlithandisisi mawngawlungsile Lomoya, ngathi awamkeleki... Snganabi kakhulu

17/08/2022

EMAKHOSINI 🙌THOKOZA

Namhla akwesjule ngendaba yemimoya , ukuze umuntu azazi alandele okuyikho ngaye.

1.Imimoya yobungane(Mndiki, Mndawe, Mnono)
Lena yimimoya wonke umuntu anayo kepha uma yabhodla yaqeda kwisizukulwana esphambili ayihluphi.
🙌😌Lomoya aksiwokthwasa kepha ulivulandlela lempilo yomuntu, abanye sbavulela ngokugxoba amagobongo.

INDIKI
Leli yithongo lamakhehla asekhaya koyihlo aphahlwa kulentaba, liqhwakeliswa ngeqhude elbomvu.

INDAWE
Laba abagogo from momies bloodline, bayavika too much ,bayagulisa amadolo, izinsini, amehlo ,yikhanda ,zinyawo, islilo...sbabhodlisa ngeMpangele

INONO
njengegama lakhe, zithunywa zaphansi/phezulu ezhlanganisa lemmoya engenhla , ziylawule, ziyhlambulule. Alizwan nokncola liyenyela. Bathweswa ngegrhobhe elimhlobhe likhume umcako.

IMIMOYA YOKWETHWASA NEYOKSEBENZA(Mnguni, Mndau, Mkirimaine, Mlozi, Izizwe, isthunywa saphans/phezulu, iNzuza , iNkosazana, Mndewu wamafu)

Nayo sizaychaza ngayinye ukba ihamba kanjn🤝

Inkos inibusise bafwethu.

12/08/2022

Kunabantu otholukuthi bayahlupheka kakhulu ngenxa yedloz elaziwa ngokuthi inzuza

Inzuza uma ungayinakile ungazifezi nezimfuno zayo ungahamba uliqede izwe ingawutholi umsebenzi

Uma uke wasebenza awuxoshwa nokuxoshwa emsebenzini uzyekela wena!

Ube umuntu onesinyama, even kwezothando kungalungi lutho!

Uhlale ngokuphupha izinyamazane or iznkomo!

Amahlombe ehlale esinda! Amanzi abandayo uyawasaba akuvumi ugeze ngawo

Kunempandeke eqondana nakho lokhu okmele uyithole ukugeza Kanye nokulibhodlisa ukuze lithokoze livule nezinto zakho!

Umuntu ongenwe yiledloz ushintsha nje eskhaleni nithi nixoxa kukuhle konke umbone eseshintshile! Usevukwa nawulaka!

Soychaza kabanzi ntambama ngo 19h00

12/08/2022

THOKOZAN BANTWANA BENGEQA🙌👏👏

Ngizwa kuthi huuuuhh..wen uzwani?🔥🔥❤️🙌
Sbonge kuMathongo noMdali
Level 2 impophoma bambelela syajika🙏



11/08/2022

THOKOZAN BOGOGO/MKHULU

Uhambo lwaksasa kalujiki, imali ye transport aydingeki kseduze.

Note: 1. Isbani esimhlophe no R3
2.okokngena emanzini
3.othanda impepho ayphathe, namabhayi avumelekile.

5h00 ekseni KwaMgwazeni, ngo 5h05 syasuka



10/08/2022

THOKOZAN BOGOGO/MKHULU

3 days countdown syogqabula 🙌😌 syogeq'amagula 🔥 syovul'okvaliwe 🙌 syoland izntozethu kumdali 👏

Ngo R3 wakho womnikelo emanzini kphela, Mna ngobusiswa ukphumelela kwenu.

Day: Friday
Time: 5h00 eksen
Venue: Mgwazeni bus stop
Okphathwayo: isbani esimhlophe no R3

Inkos inbusise
Amen

AMEN BOGOGO🔥🔥🔥Ngo R3 wakho emanzini sgqabula emaketangi.Wonke umuntu wamkelekile , szoqala ngabase Dlangezwa neMpangeni ...
05/08/2022

AMEN BOGOGO🔥🔥🔥

Ngo R3 wakho emanzini sgqabula emaketangi.
Wonke umuntu wamkelekile , szoqala ngabase Dlangezwa neMpangeni yonke. Imniningwane emningi szaydlulisa eKhasini IvuIvulandlela. Dr ShanduIvulandlela. Dr Shandu Ivulandlela. Dr Shanduandu.

Iskhathi sesfikile

Iyabonga ingeqa 🙌Nina besabelo

17/04/2022

THOKOZAN 👏👏👏

Kulabo abalinde idelivery, ngzocela sbekezelelane okwanamhlanj isimo sezulu asisihle kahle.

Enjoy the last moments of the passover🥰

28/03/2022

THOKOZAN bogogo

Welcome to ivulandlela, syafundisa syalapha...woza sikhlaziyele sikhlolele mahhala till mid-day

28/03/2022

THOKOZA E BANTWANA BETHONGO
The launching of this page will be tonight (00:00)
Specials: FREE(dream interpretation, 1m consultations, mentorships n spiritual guidance till nisizeke nonke

Address

Durban

Telephone

+27788827902

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Ivulandlela. Dr Shandu posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Practice

Send a message to Ivulandlela. Dr Shandu:

Share

Share on Facebook Share on Twitter Share on LinkedIn
Share on Pinterest Share on Reddit Share via Email
Share on WhatsApp Share on Instagram Share on Telegram

Category