28/11/2023
ANSI indlela yokushela zinsizwa
Nanti indlela yamavaka😃
Mtanomuntu🥰💛🔐🧸 ngiyethemba uphilile muntu omuhle😻💗💓❤️...
Ngizoqala ngicela uxolo kuwena ukumane🤍❤️😍😘🤲 ngitheleke nje kuwena ngaphandle okucela isikhathi sakho vengicela ungivipe ngikwavele ngenjula yenhliziyo yami😍❤️💓🌺🌏 nobuhle bayp ngawe ngiyazi kungebelula ukuchaza ngokwanele isimo senhliziyo yami ngawe😻💓💖😘😍🤌
Nkosazana🤍💛😍🔐😍😊 sekunesikhathi ngifisa futhi ngifuna ubuqiniso ngomuzwa ojulile engiwuzwa💓😻💛❤️😍🤌 zikhathi zonke lapho ngikubona nalapho ngingasakuboni awusuki emicabangweni❤️💛❤️😍🧸 yami nasezinzulwini zobusuku esakho🥰🤲🤌 isithombe siyafika emaphusheni wami
Ntokazi 😊❤️🤍ngizinike isikhathi ngafuna ngafumana igama laba linye yize sengilesaba nganxa yokuphelelwa isithunzi kwaleli💓🤍😻💗💍🫂 gama kepha ngicela ungivumele ngikusho kugcwale umlomo ngithi ngiyakuthanda💓😻🤍💛💖
Ngiyazi mtanomuntu🤍🧸🥰💓😻🤗 akukho lula kuba ungikholwe futhi ungethembe💗💛😻🦋🫂 kepha bengicela uzinikeze isikhathi uncenge inhliziyo yakho 💗💓😻💛🦋🌏
Yebo ngingumuntu😻💓🤍🧸🥰🤗 wase mhlabeni njengawe futhi ngiyisoni phambi ka Nkulunkulu🤍😻💛🦋💟 ngingebe msulwa kukhona konke kepha kwezothando💙😘♥️💖😍🌺💛😻🤗 ngimsulwa ngiyafisa futhi ngizinikele kuwenal mtanomuntu💗🤍😻💍 🤗ngicela ukungabi liphunga lomzondo kweyakho inhliziyo😻💛🌺😍🔐 kepha mangifane nesithunywa saphezulu esivela komdala💗❤️💝✨🌏 wezinsuku ukuzothokozisa eyakho inhliziyo ngifisa eyami inhliziyo🤍💓😻💛🫂 ibelithempeli lentokozo lapho kuthokoza khona eyakho inhliziyo💓😻💛💗🫂
Ngingajabula😘😍💟💛🤭 ukuzwa awakho amazwi kepha nakhu engifisa ukwazi💓🤍😻💛💛🧸🥰 angizimisele ukudlala ngawe ngizimisele💓🤍😻💛 ukuwenza umkami ngakho ngicela ufune ufunisise mtanomuntu 💗💍🌺😍🫂bese ukhulula inhliziyo yami nkosazana ngiyakuthanda🌺😍💛😻😊 Nkulunkulu ungifakazi uyena owazi ubunjalo benhliziyo ❤️💓😻🧸😊yami ngawe
Konke sengikunikela kuwena mtanomuntu💓🤍😻💛....