26/07/2018
What is a dietitian?
abasebenzi bezempilo (health professionals) usually referred to as osomsoco. Sisebenza ukweluleka nokufundisa ngezokudla. Sikunika ulwazi olucubunguliwe (scientific based advice). Ukuthi kumele udle kanjani, umsoco osekudleni, kanye nokumele ngabe uyakudla uma ngabe unezifo ezithile (bheka isithombe)
Uma isiguli sethu sigula kakhulu/ silimale umlomo/ umphimbo/ isisu sihluleka ukuzidlela siyaye sibheka indlela esingalekela ngayo ukuze sigcine siwutholile umsoco okumele siwuthole. Lapho sibala ienergy, amaprotein, carbohydrates sibe sibheka namarestrictions kadokotela bese sibona ikuphi akangakudla ngepayipi (elingena emlonyeni/ekhaleni/esiswini/ngaphansi kwesisu), noma ngomthambo ('drip'/IV) kuyangokuthi ulimalephi.
Where can I find a dietitian?
Sehlukahlukene ke (Dietitians differ, we have public hospital/goverment institutions dietitians) kuna labo obathola ezibhedlela zikahulumeni okunemigomo nemibandela ukuze ubabone, kumele uthunyelwe udokotela noma unurse, noma omunye wabasebenzi bezempilo khona esibhedlela okanye uzicelele kudokotela akuthumele (isbhedlela nesbhedlela siyehluka imigomo yaso)
Kukhona nathi ke ama Private consulting dieticians thina uza emahhovisi ethu, noma siza kuwe/ emsebenzini wakho, noma uthunyelwe udokotela, noma omunye umsebenzi ongumsebemzi wezempilo (pharmacists/occupational/ physiotherapist, etc), sisebenzisa ucash noma imedical aid iyakukhokhela.
Nakuma wellness programs siyatholakala khona, lapho sisuke senza ifield work, uma ngabe inkaphabe yakho ine wellness uyakwazi ukusibiza siyafika.
Uma uyidietitian usebenza kwezempilo kuphela?
Cha, Amanye amadietitian asebenza emakhishini ezinkampani ezinkulu (Foodservice management) i.e. ezibhedlela, emahotela, ema-homes e.tc
Abanye basebenza njengama sales representatives for companies that sell nutrition supplements or substitutes like nestle, resaf, nutricia, uniliver, etc
Abanye baba kwiresearch industry
A private consulting dietitian can do all the above consulting not as an in-house dietitian.
What is The difference between a nutritionist and a dietitian?
Well dietitians do therapeutic diets (disease specific nutrition e.g kidney, heart, severe malnutrition, cancer, GIT disorders, etc) we calculate and make hard decisions on what to feed comatose pts etc, we deal with total parental (IV feeds) and nasogastric tubes) etc. We can do a nutritionist's job but a nutritionist can not be a clinical dietitian.
Where can you study dietetics?
Ukzn
UP
Stollenbosch university
University of Free State
Nelson mandela university
Sefako makgatho health sciences university
Where can you find us?
0814853910
phakakonke@gmail.com
Pk sciehealthfood rd services on facebook
Phakamile Ngubane RD on instagram and twitter...