Mntwane Sthunywa Samanzi

Mntwane Sthunywa Samanzi Mrs mermaid wamanzi ๐Ÿฆˆ

My WhatsApp number for Online consultation 083 866 8274 ๐Ÿ’š

Happy Birthday to Thambolenyoka ๐Ÿฆด๐ŸUkhulele phezulu mntwane dlozi ๐Ÿฅณ๐Ÿญ๐ŸŽ‚๐ŸŽŠ
31/05/2026

Happy Birthday to Thambolenyoka ๐Ÿฆด๐Ÿ
Ukhulele phezulu mntwane dlozi ๐Ÿฅณ๐Ÿญ๐ŸŽ‚๐ŸŽŠ

Izimpawu zomuntu oneSthunywa Samanzi ๐Ÿชผ Uyathanda ukusiza abantu kodwa wena awusizakali. ๐Ÿชผ Abantu abaningi bayathanda uk'...
28/05/2026

Izimpawu zomuntu oneSthunywa Samanzi

๐Ÿชผ Uyathanda ukusiza abantu kodwa wena awusizakali.

๐Ÿชผ Abantu abaningi bayathanda uk'khalela kuwe.

๐Ÿชผ Awuthandi uk'buzwa ngempilo yakho ( ngoba nawe iyakuxika awuzazi noma awuzi understand kahle ).

๐Ÿชผ When you go to consultation , awuzitholi iimpendulo ezi right ngempilo yakho.

๐Ÿชผ You can't stay in crowded places for a long time.

๐Ÿชผ Lana awuzwani nezinto ezithusayo , aw'funi ngisho ukuzibona ngoba ziyaku traumatize.

๐Ÿชผ Abazwani nokulwa ke laba , kodwa ungamsukeli ngoba uma akubamba ngenhliziyo izinto zakho ziyoma ๐Ÿคž.

๐ŸชผBayashesha ukuqola kodwa abakhohlwa .

๐Ÿชผ During Full moon time , bayagula , abalali ebusuku , umzimba wabo aw'khululeki , nokudla akungeni.

๐Ÿชผ You always feeling like something is moving in your body.

๐Ÿชผ sometimes you feel like you can cry or scream for no reason.

๐Ÿชผ Uphupha amanzi , uthandaza , ucula , usesontweni & uyaphupha uphapha emoyeni.

๐Ÿชผ You always have a solution for everything when it comes to other people kodwa kuwe Cha uyahluleka.

๐Ÿชผ Headaches whenever you trying to study ๐Ÿฅฑ zingane zeskolo.

๐Ÿชผ People say bad things about you , and lezo zinto abazishoyo zigcina zifika kuwe sewazi.


Kwabadinga Usizo ngyatholakala ku WhatsApp 083 866 8274 Futhi siyakhona ukuhlola
26/05/2026

Kwabadinga Usizo ngyatholakala ku WhatsApp 083 866 8274 Futhi siyakhona ukuhlola

Izimpawu zeSthunywa mangabe sesiphezulu or Sidiniwe : ๐Ÿ‘ด๐Ÿฟ Amehlo agcwala izinyembezi abe Buhlungu , abanye amehlo aba man...
24/05/2026

Izimpawu zeSthunywa mangabe sesiphezulu or Sidiniwe :

๐Ÿ‘ด๐Ÿฟ Amehlo agcwala izinyembezi abe Buhlungu , abanye amehlo aba mancane bagcine bangasaboni kahle.

๐Ÿ‘ด๐Ÿฟ Ukusindwa eMahlombe abebuhlungu kubengathi kunoMthwalo owuThwele omkhulu sometimes uPhathwa ikhanda eLingapheli elibhlungu Ngampela

๐Ÿ‘ด๐ŸฟUkuzamula okungapheli even uPhakathi kwabantu uZamula Njalo or uBhodle mawuzamula kakhulu uphuma iinyembezi

๐Ÿ‘ด๐Ÿฟ Mawuhlezi nabantu uzizwa ungekho Right kubengathi uyaGula uCobeke ungakhuLumi uthule , kwesinye iskhathi ngathi ungahlezi uwedwa Laphoke uzizwa uHappy mawuwedwa ucula ngisho ngeSilungu

๐Ÿ‘ด๐Ÿฟ Sometimes Kubengathi ungahhayiza , or uzwe ama Voices angapheli emandlebeni akho kwesinye iskhathi kuba yiKhwela

๐Ÿ‘ด๐Ÿฟ Uphupha amaPhupho aRealistic kube ngathi into yenzeka ngampela ePhushweni or uPhupha izinto ezizoKwenzeka in real Life .

๐Ÿ‘ด๐Ÿฟ You have Strong Sensers uyashesha ukuzwa Imimoya ebhedayo or umuntu othwele or osebenzisa umuthi onzima uyashesha ukuMuzwa uyaSindelwa emahlombe , noma udineke nje

๐Ÿ‘ด๐Ÿฟ kwesinye iskhathi Kubekhona into ethi Ngathi ungakhuleka uthandaze manje manje noma uhube ingoma yokholo esthubeni

๐Ÿ‘ด๐Ÿฟ uNokubonela umuntu izinkinga zakhe esthubeni ungalindele kuvele kufike uMoya engathi ungatshela abantu izinkinga zabo nihleli nipholile nje esthubeni

๐Ÿ‘ด๐Ÿฟ Ukuduma kwamandlebe anyakaze or abebovu aShise, noma kubengathi kunamanzi ezindlebeni noma insimbi ekhalayo

๐Ÿ‘ด๐Ÿฟ Ukuba noLaka eskhaleni ungazi kwenzakaleni uvele udinwe Nje uvukwe amandla or energy

๐Ÿ‘ด๐Ÿฟ Uvalo oluvele luqhamuke ungalindele eskhaleni Even kungekho into ekuthusayo uvele uthuke nje inhliziyo ishaye ngamandla Fast.

๐Ÿ‘ด๐Ÿฟ uyagula iskhathi eside / awuvumi ukuthintwa njalo.

๐Ÿ‘ด๐Ÿฟ Umoya wakho uba phansi kakhulu , umsindo uku turn off

๐Ÿ‘ด๐Ÿฟ uku Loose i focus too much uma umuntu ekhuluma.

๐Ÿ‘ด๐Ÿฟ Ukungalali ebsuku ubuthongo abufiki sdalo

๐Ÿ‘ด๐Ÿฟ Awusadli kakhulu uhlezi usuthi wena

๐ŸŸ Izimpawu zomuntu onomoya we Sthunywa ๐ŸŸ ๐ŸŸ You dream Prophecying ๐ŸŸ You Dream Flying ๐ŸŸ Dream being in the water or swimmi...
21/05/2026

๐ŸŸ Izimpawu zomuntu onomoya we Sthunywa ๐ŸŸ

๐ŸŸ You dream Prophecying
๐ŸŸ You Dream Flying

๐ŸŸ Dream being in the water or swimming.
๐ŸŸ Dream of Church clothes ( izembatho and Candles , amathusi , ama bhudani and bible

๐ŸŸ Uhlushwa ikhanda , dizziness and feel fainty.
๐ŸŸ Moody always reacts fast on temper but regrets your actions later on.

๐ŸŸ Having a partner but still wants your alone time , Eskhathini esiningi
๐ŸŸ Ukuzamula njalo especially uma u around people lapho suke sesidonsa iynkinga zabantu

๐ŸŸ Ukuphupha ucula usenkonzweni noma ucula
๐ŸŸ Ukudikiza ko mzimba and echo on your ears

๐ŸŸ You feel guilty uma ungathandazile ngathi wonile or wenze icala
๐ŸŸ People always judge you

๐ŸŸ Most people feel attracted to you โ€ฆ when youโ€™re around people kuyabonakala la ongene khonaโ€ฆ and people easily recognise you โ€ฆ some will love you bengakwazi some will hate on you for no reason.
๐ŸŸ Ukuzizwa uhlukile njalo uma usebantwini , uvele uthule.

๐ŸŸ Uyathukuthela uma umuntu ekumemeza sometimes kuba ngathi ungathula du ungaphenduli
๐ŸŸ Abantu okhule nabo you're no longer close nabo abaningi and they think youโ€™ve changed but your surrounding yiyo eshintshile as your spirit has taken over.

๐ŸŸ You help people all the time noma ungenakho but no one helps you wena mawuxakekile ( awunamona) you always prioritise ukusizakala kwabantu okundlula wena
๐ŸŸ Unokungaboni kahle emehlweni noma ungezwa ezindlebeni.

๐Ÿ™ Amen

Umntwana wethonga / wedlozi โค๏ธ๐Ÿ†๐Ÿช”๐Ÿงœ๐Ÿปโ€โ™€๏ธ๐Ÿชถ Umtwana wethonga unozwelo akathandi ukubona Umuntu osenkingeni ohluphekile ufisa ...
20/05/2026

Umntwana wethonga / wedlozi โค๏ธ๐Ÿ†๐Ÿช”๐Ÿงœ๐Ÿปโ€โ™€๏ธ

๐Ÿชถ Umtwana wethonga unozwelo akathandi ukubona Umuntu osenkingeni ohluphekile ufisa ukumsiza

๐Ÿชถ Uyasaba ukubhekana nobunzima, kodwa futhi Uyakwazi ukubhekana nabo

๐ŸชถYazi umtwana wethonga Uyawasaba amanzi, Uma esondela emanzini uba nemicabango eminingi

๐Ÿชถ Kunokugula okubathandayo, ikhanda ,amazinyo, iqolo, izindlebe, izinyawo

๐ŸชถUnokuvalekelwa yizindlebe ezwe ngathi kuhuba umoya phakathi ngathi kuheleza namanzi umsindo wezinsimbi nezitimela.

๐Ÿชถ Umtwana wethonga unozwelo kodwa
akakwazi ukuncenga uyaduba engakuduba iminyaka ephume kuwe

๐ŸชถYaz unako ukuzithwala akancengi okubuye kumenze azondwe umndeni ngoba akakhothami Kubo

๐Ÿชถ Yazi ave enesikhwele kodwa futhi uyakwazi ukufela ngaphakathi

๐Ÿชถ Ave enogazi ezinganeni encane,amakhehla izalukazi ngisho izinhlanya zithanda nokumcela nemali

๐Ÿชถ Unesithunzi akangeneki kalula ngisho umazi ukuthi Umuntu olungile

๐Ÿชถ Abantu Uma bembingelela bavamise ukuthi Sanbona engathi babingelela abantu abaningi ebe eyedwa

๐Ÿชถ Uyazi uba yivila ufuna ukulala nje everytime

๐Ÿชถ Uyathanda ukwenza izinto eziningi ngesikhathi esisodwa & Uthanda ukwenza into iphele manje akawathandi amacozucozu ufuna
kusheshe

๐Ÿชถ Uyathanda ukuba yedwa nje futhi uzizwa right Uma eyedwa

๐Ÿชถ Abantu bathanda ukumcela imali bambona ngathi unemali lapho Unezinkinga ezingaphezu kweminyaka yakhe kodwa usuke enawo ama plans amaningi kodwa uthole ukuthi akwenzeki lutho

๐ŸชถUmtwana wethongo uyakwazi ukwazi ngawe Uma efuna, uyafika emaphusheni akhe noma aku senser nje ukuthi isimo sakho sinjani

๐ŸชถYazi bayamthanda Abathakathi inkinga bayahluleka, lapho akaziqinise ngalutho

๐Ÿชถ Unomzimba odikizayo isikhathi esiningi

๐Ÿชถ Yazi unokuthi abemuhle abe right, uthi uyabuka ngelinye ilanga mubi nje ngathi imfene.

๐ŸชถYazi emzimbeni uyehla uyenyuka, ehle emzimbeni abuye abuyise aberyt

๐Ÿชถ Unokubuye afikelwe wusizi nje kuthi akakhale kakhulu

Uma ufisa ukwazi ngempilo yakho ngithinte ku WhatsApp ngikuhlaziye 083 866 8274 ๐Ÿชผ

Thokozani ๐Ÿ’— Abafuna ukuvula amaphupho.Abafisa ukwazi ukuthi kuphahlwa kanjani.Abafisa ukwazi ukuthi uzigeza ngani kanjan...
18/05/2026

Thokozani ๐Ÿ’—
Abafuna ukuvula amaphupho.
Abafisa ukwazi ukuthi kuphahlwa kanjani.
Abafisa ukwazi ukuthi uzigeza ngani kanjani for ukulahla okubi. ngicela ba like le Post ngyabuya ๐Ÿชถ

17/05/2026

Your ancestors remove people from your life to protect you.
๐Ÿ™๐Ÿป๐Ÿ•ฏ๏ธ๐Ÿ“ฟ

Ukusuka manje ulandelwa ukukhanya empilweni yakho ๐Ÿ•ฏ๏ธ๐Ÿ‘๐Ÿป. amen
14/05/2026

Ukusuka manje ulandelwa ukukhanya empilweni yakho ๐Ÿ•ฏ๏ธ๐Ÿ‘๐Ÿป. amen

Address

1021
Emalahleni
04

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Mntwane Sthunywa Samanzi posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Category