30/03/2026
INKANYAMBA π signs π―οΈ
π¦ unoku sense izinto kakhulu
π¦ Unokungazi understand , ingqondo ihamba ibuye lana
π¦ Spiritually gifted people can pick up on things without saying a word. They may sense it or see it in dreams. Be genuine with them, as they can tell when you're not being true.
π¦ Most of the things you do influence people
π¦ People always imitate your lifestyle
π¦ izulu malizoduma π©οΈ, or lizona βοΈ uyalizwa ,uba nokucobeka emzimbeni ulale uvuke selina ngamandla
π¦ unesthunzi ,abantu bayakusaba futhi bayakuhlonipha
π¦ ufikelwa ukuzamula π₯± njalo especially mawuduze nomuntu onezinkinga ,noma ukugula
π¦ uyabikelwa nakumele kwenzeke izinto / ubona izinto ezizokwenzeka
π¦ uhlezi uthakathwa kodwa awunqobeki , iyavikelana Inkanyamba π
π¦ uwumuntu onenkani ,awufuni ukuzwa ngomunye umuntu ufuna kube wuwe ophethe yonke indawo , abanye bagcine sebekuzonda for lokho beku khulume kabi
π¦ awuthandwa , ukhula kanzima , umuntu ozokusiza akuqeqeshe awubi naye lapha , ukhula ngenhlupheko , izangoma azikhoni nokuk'siza
π¦ Izinto zicale zibhede kakhulu uma isengakalungiswa uyasokola kakhulu ,
π¦ Awubi nabangani ,ayifuni uhlale nabantu iskhathi esiningi ifuna uhlale wedwa
π¦ unokuhanjelwa umcondo uma isiphakame kakhulu iwumoya onamandla kakhulu usuke usindelwa kakhulu π―οΈ
π¦ unokuphathwa isiyezi especially uma uceda uku KHULEKA , isuke iphakeme yona uxobo
π¦ unoku dikizelwa izitho zom' mzimba
π¦ uthanda ukuhlabelela , ukucula , uku KHULEKA π―οΈ umoya wobuthantazi
π¦ awuzwani nokulwa ngoba uyazazi , inkani onayo awuhlehli ubheka phambili , injalo nayo lento ekwembethe π―οΈ ufuze yona
π¦ uhlezi unethemba lokuthi one day ngizophumelela , kube vele kunjalo , uma usahlupheka kuwukuthi isuke isakufundisa ngokwempilo ,nokuthobeka but kuzolunga
π¦ ujikelwa ngabantu ,bekukhulume kabi.
π¦ unesifiso sokusiza abantu ekubeni nawe udonsa kanzima