Unjani Clinic Empangeni

Unjani Clinic Empangeni "Unjani”, “How are you?” At Unjani Clinic Empangeni, we believe in the holistic health of our
(1)

🎄 UKhisimusi Omuhle Nesikhathi Samaholide Esibusisekile nemindeni yenu🎄Sinifisela  amaholidi agcwele injabulo, ukuthula,...
25/12/2025

🎄 UKhisimusi Omuhle Nesikhathi Samaholide Esibusisekile nemindeni yenu🎄
Sinifisela amaholidi agcwele injabulo, ukuthula, ukuphepha, nempilo enhle.

Sinifisela ukuphumula okuhle, nokubusisekile nemindeni yenu 🤗🤗
16/12/2025

Sinifisela ukuphumula okuhle, nokubusisekile nemindeni yenu 🤗🤗

24/09/2025
Sicela ukunazisa ukuthi sivalile namhlanje. Nibe neholidi elihle 🤗
09/08/2025

Sicela ukunazisa ukuthi sivalile namhlanje. Nibe neholidi elihle 🤗

06/08/2025

"Unjani”, “How are you?” At Unjani Clinic Empangeni, we believe in the holistic health of our

🚻 Ake Sikhulume Ngama-UTI (Urinary Tract Infections) 🦠(Izifo Zomgudu Wokuchama)Ama-UTI yizifo ezivamile ezenzeka emgudwi...
08/07/2025

🚻 Ake Sikhulume Ngama-UTI (Urinary Tract Infections) 🦠
(Izifo Zomgudu Wokuchama)

Ama-UTI yizifo ezivamile ezenzeka emgudwini wokuchama – futhi akufanele sizithathe kancane!

🔍 Izimpawu Ezivamile:
✅ Ukuzwa ubuhlungu noma ukushisa uma uchama
✅ Ukufuna ukuchama njalo, nakuba kungekho lutho oluphuma
✅ Umchamo othanda ukuba mhlophe njengobisi– noma onephunga elibi
✅ Ubuhlungu besinye, ikakhulukazi kwabesifazane

⚠️ Ukungalashwa kwe UTI kungadala ukuthinteka nokulimala kwezinso.

🩺 Izindaba Ezinhle: I-UTI Iyalapheka!
Uma uyibona kusenesikhathi.

💡 Amaqhinga Okuzivikela ku-UTI:
✔️ Phuza amanzi amaningi nsuku zonke
✔️ Ungawubambi umchamo Uma uphisiwe
✔️ Geza kahle futhi uzisule ukusuka phambili uye emuva
✔️ Chama ngemva kocansi

Uma uzwa noma yiziphi zalezi zimpawu, ungalibali – xhumana nathi ukuze uthole usizo ngokushesha. Sizimisele ukukusiza! 💙

🩸🩸🩸Ngabe Uhlala uzizwa ukhathele njalo? Kungenzeka ukuba ushodelwa igazi emzimbeni! 🩸🩸🩸Izimpawu ezivamile zokushoda kweg...
03/07/2025

🩸🩸🩸Ngabe Uhlala uzizwa ukhathele njalo? Kungenzeka ukuba ushodelwa igazi emzimbeni! 🩸🩸🩸

Izimpawu ezivamile zokushoda kwegazi:

✅ Ukukhathala okungapheli
✅ Ukuphathwa ikhanda
✅ Isikhumba esiphaphathekile
✅ Ukuphelelwa umoya kalula

💡 Izimbangela ezivamile kungaba:
🔸 Ukuntuleka kwe-ayoni (iron)
🔸 Ukuntuleka kwe-vithamini B12 noma i-folic acid
🔸 Izifo eziyimbelesela
🔸 Ukulahlekelwa igazi (njengokopha kakhulu ngesikhathi sokuya esikhathini)

🥦 Izindlela zokuvikela:
🍖 Yidla ukudla okucebile nge-ayoni: imifino eluhlaza, ubhontshisi, inyama ebomvu.
🍊 Phuza noma udle ukudla okuqukethe i-vithamini C ukuze umzimba ukwazi ukumunca i-Iron
🩺 Hamba njalo emtholampilo ukuze uhlolwe, ikakhulukazi uma uzizwa ukhathele kakhulu noma ungenamandla.

🌪️🌀 Untulukazi (July) Inyanga Yokukhuthaza Ukunakekelwa Kwengqondo 🧠🧠e Unjani Clinic Empangeni , sikholelwa ukuthi impil...
01/07/2025

🌪️🌀 Untulukazi (July) Inyanga Yokukhuthaza Ukunakekelwa Kwengqondo 🧠🧠
e Unjani Clinic Empangeni , sikholelwa ukuthi impilo yengqondo ibaluleke njengempilo yomzimba. Kule nyanga, sizinikele ekulekeleleni ngokuqwashisa kwezifo zengqondo, nasekukhuthazeni ukuthi sikhulume ngokukhululekile ngezinkinga zengqondo.

Sikhuthaza ukuthi:

💚 Ake sithandane.
💬 Ake sikhulume nesibethembayo.
🤝 Ake sixhasane.
🧠 Ake sizinakekele.

Free health and mental health SCREENING when you come for a consult at Unjani. Visit us today 🤗

Sesiyoyivala nje inyanga yabesilisa 🧔🧔🕴️akesithole nali ulwazi nge Prostate cancer.🩺 N**i Izimpawu Zomdlavuza Weprostate...
27/06/2025

Sesiyoyivala nje inyanga yabesilisa 🧔🧔🕴️akesithole nali ulwazi nge Prostate cancer.

🩺 N**i Izimpawu Zomdlavuza Weprostate 🩺
Umdlavuza weprostate ungomunye wemidlavuza evamile kakhulu emadodeni — kodwa ukubonwa kusenesikhathi kusindisa izimpilo. Prostate cancer screening Ibiza R150 e Unjani Clinic Empangeni.

Izimpawu ongazibheka:

✔️ Ubunzima ukuqala noma ukuyeka ukuchama
✔️ Ukugeleza kancane noma okuhlukanisiwe kokuchama
✔️ Ubuhlungu noma ukushisa uma uchama
✔️ Igazi emchameni noma kuhlubulo
✔️ Ubuhlungu emhlane, ezinqeni noma emadolweni angapheli
✔️ Ukwehluleka ngokocansi (erectile dysfunction)

👉 Lezi zimpawu zingadalwa izifo ezingeyona umdlavuza, kodwa kubalulekile ukubonana nodokotela uma uqaphela izinguquko.

📅 Ukuhlolwa njalo kusiza ukuthi umdlavuza utholakale kusenesikhathi — lapho uselapheka kalula.

Thola ukuxilongwa nokwelwashwa ngamanani aphansi. Ama price ethu awakaze anyuke since 2023 ngoba sikukhathelele.Transpar...
26/06/2025

Thola ukuxilongwa nokwelwashwa ngamanani aphansi. Ama price ethu awakaze anyuke since 2023 ngoba sikukhathelele.

Transparent Care, Trusted Prices 🌟
At Unjani Clinic Empangeni, we believe in transparency and making healthcare simple and accessible. Here’s our current Price List for your convenience.

Okunye okungekho kwi pricelist:

BCo+B12 R100
Umjovo wamandla R100
Glow injection R150
All drips R550
DNA R3000 UBaba nengane

🌸 Antenatal/ Prenatal Classes at Unjani Clinic Empangeni is available 🌸 R700 first visit, R450 for follow up visits, R30...
25/06/2025

🌸 Antenatal/ Prenatal Classes at Unjani Clinic Empangeni is available 🌸
R700 first visit, R450 for follow up visits, R300 for ultrasound
Supporting You Every Step of the Way🫄🫄🩺

Preparing for your baby's arrival can feel overwhelming — but you're not alone. Our expert-led antenatal classes are designed to empower and support expecting parents with knowledge, confidence, and a sense of calm.

Whether you're a first-time parent or adding to your growing family, our classes are tailored to your unique journey. Partners and support persons welcome!

✨ Book your spot today and feel prepared, informed, and confident.

Sicela ukuninikeza nayi I list Yama clinic ase Unjani e KZN 🙏
23/06/2025

Sicela ukuninikeza nayi I list Yama clinic ase Unjani e KZN 🙏

Address

45 Maxwell Street
Empangeni
3880

Opening Hours

Monday 08:00 - 17:00
Tuesday 08:00 - 17:00
Wednesday 08:00 - 17:00
Thursday 08:00 - 17:00
Friday 08:00 - 17:00
Saturday 09:00 - 13:00

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Unjani Clinic Empangeni posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Practice

Send a message to Unjani Clinic Empangeni:

Share

Share on Facebook Share on Twitter Share on LinkedIn
Share on Pinterest Share on Reddit Share via Email
Share on WhatsApp Share on Instagram Share on Telegram