Mkhulu Mlambo

Mkhulu Mlambo Umkhulu osebenza NgoMkhuleko, ngamanzi kuphela uma udinga usizo ngezinto ezinhle empilweni ngithinte usizakale.

12/01/2026

Amen πŸ™πŸ›

ekupheleni kwenyanga INKONZO yamanzi

Mtubatuba πŸ™πŸ›

MPANGENIπŸ™πŸ›

DURBAN πŸ™πŸ›

uma ufisa ukuhlanganyela nathi sithinte ku WhatsApp sikufake kwi group yasemanzini ukuze uthole ZONKE izinhlelo Kanye nama datesπŸ™πŸ›β€οΈ

0631617301

12/01/2026

AMEN πŸ™πŸ›

SBUYE EMAHLATHINI 🀞😊

SBUYELE EMGEDENIπŸ›πŸ˜Š

SBUYELE EMANZINI πŸ›πŸ˜Š

YEY KWAKUMPILONI YONA LE ESETSHENZELWA KANJEEEEEπŸ€žπŸ›πŸ™ŒNGAPHA I FASTING ,SIYAGQUMA SYAPHALAZA SYAGEZA πŸ€žπŸ›πŸ™Œ

BESE KUBA KHONA UMUNTU NJE OZILALELE OTHI IMPILO INZIMA 🀣🀣YABONA MUYIVILA KULOMHLABA NGEKE UBE NALUTHO πŸ€žπŸ™ŒπŸ›KUKUWE LA MHLABENI UKUTHI USEBENZISA AMANDLA NOMA USEBENZISA INQONDO 🀞

WENA UMA UNGAFUNI UKUSEBENZISA LUTHO UFUNA UKUBALISA NJE UDATSHUKELWE UZOBA NENKINGA πŸ€žπŸ™ŒπŸ›

SONKE SBHEKENE NOBUNZIMA AKUKHO LA KULULA KHONA BUT SYALWA KUNJALO πŸ€žπŸ™ŒπŸ›

12/01/2026

AMEN πŸ™πŸ™Œ

NAMUHLA KUBALAMBO SCHOOL OF IDLOZI NOMSAMO SIDINGIDA INDABA YOMSAMO KANYE NOKUPHEHLWA KWAMANZI AMNYAMA πŸ™πŸ™ŒπŸ›

SIFUNDA NGOKUTHI YINI AMANZI AMNYAMA NOKUTHI ENZANI EKHAYA BESE SIBHEKA NEZINDLELA ZOKULAPHA AMANZI AMNYAMA NGAPHANSI KWEKHAYA πŸ™πŸ™ŒπŸ›

12/01/2026

Amen πŸ™πŸ™Œ

Good morning πŸŒžπŸŒ„ Good morning πŸŒžπŸŒ„ Good morning πŸŒžπŸŒ„

Kusile sakhula kuthiwa vuka ilanga lingaze lingene e...... πŸ™πŸ˜Šnamanje kusenjalo ayikho inkomo yobuthongo πŸ€žπŸ™πŸ›

yabona ubizo enye into πŸ€žπŸ˜ŠπŸ™ngake ngazama mina ukuyeka LOMSEBENZI wabantu abadala and hayi Kanye kodwa sengizamile izikhawu nje EZININGI kodwa ke hayi ngoba ngisho ubizo ubizo 🀞😊🀣khohlwa ngeke ulunge

AKAZE nghlupheke kanjeee empilweni Yami ngithi ngyeka umsebenzi wabantu abadala 🀞🀣angsayiphathi eyokunyanyeka nokujikelwa yiwo wonke umuntu 🀞🀣haybo umhlaba waguquka ngyezwa inqondo ngathi iyalahleka 🀞lapho sengiqala ngizwa kukhuluma amazwi angekho emadlebeni ngabona kuthi hayi manje ngyocosha amaphepha nje straight 🀞🀣🀣🀣🀣

uBizo nje uBizo ngaphandleke uma wawuzenzela nje ungenabizo ungakwazi ukuyeka kodwa uma kuwubizo uzonya 🀞🀣🀣🀣zohamba ubuye njengogesi 🀞🀣

11/01/2026

AMEN πŸ™πŸ›

LALELA THIS YEAR UNGALINGE UVUME UKUPHAZSMISEKA UMA UYIBAMBE MANJE UNYAKA UQALA UQINISELE NJE KUNINGI OKUHLE OZOKUZUZA KULONYAKA πŸ€žπŸ™πŸ½πŸ›

I FOCUS AYIBE SEMPILWENI SILWELE IMPILO ENCONO πŸ™πŸ½πŸ›β€οΈ

11/01/2026

Amen πŸ™πŸ›

NGICELA UKUQALA NGOKUBONGA NJE BAKITHI KULABA ABATHE THENGA IKHEKHE MKHULU NGYABONGA KAKHULU U NKULUNKULU NEZIDALWA ZINANDISELE LA NITHATHE KHONA LOKHU ENIKUKHIPHILE NGATHI KUNGABUYA KUPHINDAPHINDEKE KA 100 πŸ™πŸ½πŸ›πŸ™Œ

NGIBONGE NAKUWO WONKE UMUNTU ONGIFISELE IZILOKOTHO EZINHLE NGYABONGA KAKHULU NGAPHANDLE KWENU ANGILUTHO πŸ€žπŸ™πŸ½πŸ›

NGINITHANDA UKUDLULA IMALI πŸ€žπŸ™πŸ½πŸ›β€οΈβ€οΈβ€οΈβ€οΈ

10/01/2026

HAYI ANINGFUNI SHAME πŸ€žπŸ˜‚πŸ˜‚NGISHO U R10 NJE NAMASHUMI KUHLANGANE IKHEKHE

NGYAWUDLALA U CAPITEC BAKITHI 🀞

Account number : 1230053008

Mr MG Mnyango

10/01/2026

Good morning πŸŒžπŸŒ„

HAPPY BIRTHDAY TO ME πŸ›πŸ™πŸ½πŸ’ƒπŸŽ‰πŸŽ‰πŸŽ‰πŸŽ‰

CELA AMA PRESENT BO πŸ˜‚

09/01/2026

Amen πŸ™πŸ™Œ

Nilale Nenkosi πŸ™πŸ›β€οΈ

09/01/2026

AMEN πŸ™πŸ™Œ

NGITHI ANGICACISE LOKHU πŸ›πŸ™

KUNZIMA UKUSEBENZA NGABANTU πŸ€žπŸ›πŸ™

ABANTU BASITHWALISA KANZIMA NJE UMA SEKUBUYELA EKUHLELEKENI WHEN IT COMES TO UMSEBENZI ESIWENZAYO πŸ€žπŸ›πŸ™

UMUNTU A BOOK USUKU UKUTHI UCELA UKUZOKWENZELWA UMSEBENZI OTHILE NGOSUKU OLUTHILE NIVUMELANE NGAKHO KONKE LOLO SUKE BESE ULUKHIPHA ULUTHATHA NJENGOSUKU ONGASEBENZI NGALO NGOBA UZOBE UNGEKHO SO ABANTU ABAFUNA UKUSIZWA NGALOLO SUKU UBATSHELE UKUTHI AWUKHO πŸ€žπŸ›πŸ™KUYABA NGALOLO SUKU UMUNTU OBEBOOK LOLOSUKU UZITHULELE UZE UMBUZE WENA ATHI NCESE CELA SENZE OLUNYE USUKU LAPHO USUMISE UMSEBENZI WAKHO KWALIMALA NABANYE ABEBEFUNA USIZO πŸ€žπŸ›πŸ™

KUNINGI KAKHULU ABANTU ABAKWENZAYO OKWENZA SIGCINE SIBE NGATHI ASHLELEKILE KANTI ABANTU ESISEBENZA NGABO ABANGAHLELEKILE πŸ€žπŸ›πŸ™

NJENGOBA SISEBENZA NJE SINENDLELA ENGAFANI YOKUSEBENZA MINA NJE ANGBABONI ABANTU ABANGAPHEZULU KWA 5 NGOSUKU NGOBA UMUNTU NJE OYEDWA OYAPHELA 2 HOURS KUHLOLWA KUKHULUNYWAπŸ›πŸ™

IF KUWU MUNTU OZOLASHWA MYBE UYA EMANZINI NALAPHO MHLAMPE 3 HOURS UMUNTU NJE EYEDWA SO SYAYE SIZAME UKUHLELEKA BUT HAYI ABANTU ABAHLELEKILE πŸ€žπŸ›πŸ™

SINEZINSUKU LA SUKE MELE SAZI KHONA KUTHI MELE SYOPOSA IZINTO ZABANTU SO LOLOSUKU USUKU LOKUPOSA YONKE WONKE UMUNTU UBA NE PLAN NGOMSEBENZI WAKHE πŸ›πŸ™πŸ€ž

UMA SIZOPHUMA SIHAMBE MELE SIKUHLELELE KUSENESKHATHI SIPHAHLE SIZILE UKUZE SAZI UKUTHI INDLELA YETHU YAMUKELEKILE NOMA CHA NOKUTHI LA SYAKHONA SVUMELEKILE YINI πŸ›πŸ™

MANJE SIGCINA SENZA IZINTO NGENDLELA OKUNGASIYO NGENXA YABANTU ESISEBENZA NGABO πŸ›πŸ™

NGIYACELA ABANTU BEWUHLONIPHE LOMSEBENZI BEHLONIPHE NABANTU ABABASIZAYO BELANDELE ABATSHELEA KHONA NGOBA IZINDLELA ZOKUSEBENZA ZABANTU AZIFANI πŸ›πŸ™

NGYABONGA πŸ›πŸ™β€οΈβ€οΈβ€οΈ

09/01/2026

AMEN πŸ™πŸ›

KUNABANTU ABAPHUPHA IZINTO EZINGAMA SIGN ESICHITHO KODWA BEHLALE NJE BENGENZI LUTHO πŸ€žπŸ™πŸ›

LAPHO ISCHITHO UMA USUHLALE NASO EGAZINI ISKHATHI ESIDE KUBA NZIMA UKUPHUMA KWASO πŸ€žπŸ™πŸ›

08/01/2026

Amen πŸ™πŸ™ŒπŸ›

ukugeza nje kukodwa kwenza umehluko omkhulu empilweni YOMUNTU πŸ€žπŸ™πŸ›

amanzi ayimpilo 🀞

Address

Dube Village
Empangeni
3887

Telephone

+27631617301

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Mkhulu Mlambo posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Share on Facebook Share on Twitter Share on LinkedIn
Share on Pinterest Share on Reddit Share via Email
Share on WhatsApp Share on Instagram Share on Telegram

Category