Dr Celokuhle Inono Lenyanga Shabalala

Dr Celokuhle Inono Lenyanga Shabalala UMSAKAZI OWABIZWA NGOHLANYA ESASAKAZA EZITALADINI, NAMUHLA NGINGUMSAKAZI OPHINDE ABE NGU AFRICAN DR
(1)

TRADITIONAL HERBS ARE SAFE & HEALTHY, IZIFO TONKE LEZIKHONA SIYOZINQOBA NGAMAKHAMBI ESINTU. MASIKHULUMA NGAMAKHAMBI ESINTU SIKHULUMA NGETIHLAHLA AMACEMBE IZIMPANDZE KANJALO NAMAGXOLO.

21/01/2026

Yibani la 🤘

Lol R1000 isifundo hhay ngathi ngzolandela iBliss
21/01/2026

Lol R1000 isifundo hhay ngathi ngzolandela iBliss

Lol
21/01/2026

Lol

  Mina ngendlela engihleleke ngakhona makuza kumaClients ami noma ngabe elesilisa noma ngabe elesifazane ngiyakwazi Mina...
21/01/2026



Mina ngendlela engihleleke ngakhona makuza kumaClients ami noma ngabe elesilisa noma ngabe elesifazane ngiyakwazi Mina ukugqoka ama plastic gloves ngiligeze kahle isilonda esikwiPrivate Part iClient qede ngiligcobise kahle ngomuthi. Angazi kuthi ningesabani.

Ngihleleke kakhulu mina futhi okwenzeka kwiClient Lami angikuxoxi nabanye abantu.

  Kusile ngane zakwethu ngcela sibheke uNo.15. If unalenkinga ebhalwe kuNo15. Uyangibonisa kuze ngibone kuthi ngabe kuzo...
21/01/2026


Kusile ngane zakwethu ngcela sibheke uNo.15. If unalenkinga ebhalwe kuNo15. Uyangibonisa kuze ngibone kuthi ngabe kuzolapheka na, makuzolapheka kuzodingeka ngisebenzise miphi imithi ngoba azifani phela lezilonda. Kanjalo nonezinsumpa or any monakalo okwiPrivate part kumele ngiwubone akukhathaleki ungowesilisa ongowesifazane.

Mina I am a qualified African Dr umsebenzi wami ngyawazi wenake mawungithatha kancane ungibukela phansi noma ungisaba hamba kobahloniphayo nakulabo ongabasabi. Vele kuza othandayo Kimi akuphoqwa muntu.

From Dr Celokuhle 0725667688

21/01/2026

Every week ubhoboza imbobo entsha yebhande lasokhalweni...Kanti usabani ukuya eClinic?

Lesithombe sinzima kakhulu mawusibuka uyibhekise phansi iphone. Awenze bese uyafakaza
20/01/2026

Lesithombe sinzima kakhulu mawusibuka uyibhekise phansi iphone. Awenze bese uyafakaza

Kunjalo ngane zakwethu asendleleni amaParcel alabo abathenge ONLINE. amanye azolandela kusasa.
20/01/2026

Kunjalo ngane zakwethu asendleleni amaParcel alabo abathenge ONLINE. amanye azolandela kusasa.

Sengifonelwe ilenumber bathi amadocuments ami okuthi ngibanjwe ngishayela ngithinte iwayini asesePitoli ngzogwentshwa 18...
20/01/2026

Sengifonelwe ilenumber bathi amadocuments ami okuthi ngibanjwe ngishayela ngithinte iwayini asesePitoli ngzogwentshwa 18 months kodwa bona bengangidabulela lawamaDocuments kuphele angibafakele noma uR5000.

Ey minake ngvele ngaytshela leyangqwele kuthi NGINYANGA MINA AKAKHULULEKE NGZOTHUMELA UPIYANO LWAMI LUNGOLUNGISELE LUPHINDE LUTHI UKUXOXA XOXA NAYE.

WAVELE WAVALELISA. ey Abantu balambile emhlabeni bazama ngayo yonke imizamo ukuthi besisabise bese sibanikeza izimali.

Ngyasola ubugebengu bangaphakathi lobu ngoba lofafabulane ubize ne ID No. Yami ngqo.

20/01/2026

KZN Department of Transport MA RTI AMAHLE ENIKWENZE KIMI NIKWENZE NAKWABANYE

KZN Department of Transport Thank you ma RTI Amahle nangikhipha osizini nangifaka koNcamnce, enikwenze Kimi nikwenze nak...
20/01/2026

KZN Department of Transport Thank you ma RTI Amahle nangikhipha osizini nangifaka koNcamnce, enikwenze Kimi nikwenze nakwabanye🙌

20/01/2026

Igazi lanindwa nguGubazile, kwakhala amazinyane iGibhitha lonke.

KUSILE ngane zakwethu siziphatheni Kahle INHLONIPHO SIYONQOBA NANGAYO.

From Dr Celokuhle

Address

Ntabamhlophe Area
Estcourt
3310

Telephone

+27725667688

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Dr Celokuhle Inono Lenyanga Shabalala posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Practice

Send a message to Dr Celokuhle Inono Lenyanga Shabalala:

Share

Share on Facebook Share on Twitter Share on LinkedIn
Share on Pinterest Share on Reddit Share via Email
Share on WhatsApp Share on Instagram Share on Telegram

Category