19/01/2026
📣
Onke ama office ethu azobe evaliwe ngoLwesithathu mhlaka 21 January 2026.
Sizobe sinomhlangano wonyaka wabasebenzi bonke nabaphathi silungiselela ukuqhubeka nokunenzela umsebenzi ngendlela esezingeni eliphezulu.
Siyabonga 💙