03/06/2026
Ama cloves ngiwathanda ngoba Enza Okuning Uyakwazi Ukuchela ngawo Uma Uhlushwa amagundane Uyakwazi futhi Ukugeza ngawo Ukhiphe Amabhadi kuvuleke Empilweni Yakho Uyakwazi futhi Ukuwahlanganisa ngenhlabathi Yegceke ne Coarse Salt Bese Uyachela egcekeni izilwane noma Tindane bayobhonya umnikazi Awufaki manzi ke lapho 🙏🏻 Enza Okuning kakhulu 🙌