Umuthi yesintu nomkhulu Masimula james ihlanya sixoxa ngekhubalo sikwelaphe

Umuthi yesintu nomkhulu Masimula james ihlanya sixoxa ngekhubalo sikwelaphe Imithi yesintu ngiyathaka nje okulula ngalelo langa sikhumbuzane nokwedlozi sakhane nje ngingumelaphi

15/11/2025

Idle inyoka nje mawungunelaphi uhamba amahlathi

Mamba
Ihlwathi uyidle nje ungasabi

09/11/2025

Nanoma ngi birthday anithi no ewallat nyana ngithenge khekhe ngidla aamayinyayinya ngaze ngikhumbula ngenkathi zabo 2014 and 2015 ngabe sengino R600 to 1000 manje nakubank ingena enye kodwa ziyashintsha sesaba abelaphi sonke sathwasa khona kufcb akasekho oncenga munye 😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂

Ake nininbox box nicele mininingwane ye bank ngijabulle ngani nami bakithi

05/11/2025

Insizi

Nje kuyafuna ihlale khona endlini

Yamalumbo
Or ama pain

Kuyafuna ihlale khona

Into yokukhotha

31/10/2025

Lomfana obedume ngokusebenzisa imithi yentombi wangakini usenjani manje

Locc omaziyo udume ngemixovo unjani manje

Kunento abo cc abangayazi imixovo asithi febaninngoba umnandi umnandi wena

27/10/2025

Ungathembeli komunye muntu ngoba Mase angasakusizi uzomzonda kwanga bekufanele akusize ekubeni naye unezakhe inkinga ongamsizi kuzona nawe

Zimele ukabulela lokho onakho

If eyakho budget ivuma kuba udle nyama only weekend dlana amazambane akho phakathi keevikinungenzi izikweledi just ngenyama nje qha

Ezinye izikweledi esinazo azinasidongo mawungazibheka uboleke Mali bakunike uthenge 2 nyana wehlisa koma after 2 Ibiza 6 sewunesikweleti sotshwala nje kuphela

Asamukeleni ukwamukela

24/10/2025

Sanibona niyazi lapage lapho sidlulisa khona kwazi kancane akasisizi ngalutho

Like njengami nje kodwa kuhlomula sometimes laba abakupage

And labo abangacoment Banga like bafunde nje benze lokho esikushoya kube ngcono and bangabongi nokuthi sayenza leyo nto yasinceda

Bese kuba ilaba abamane basithuke nje bathi sizinyanga zaku fcb ekubeni ibhuku lakhe kugcwele Yona lemithi yakufacebook

Madoda

06/10/2025

Yonke Lena mvuthuza niyeke ukuphikisa abantu

06/10/2025
23/09/2025

Uyazi bakithi nibona ngithule ku fcb

Kidlule emhlabeni ubaba ozala mina

Bekuyisibusiso ukuba ngifike kuleminyakanabazali bami basaphila bonke nodadewthu nabafawothi abancane nabadala

Bekuyisibusi. Bekuyisibusiso impela kumina nanoma ngazi kukhona ukufa and kubuhlungu bakhona abasishiya ebesibathanda kodwa kongizalayo or ozalwa nami straight bekungakafiki khona lokho bengikubona nkenge bonus kumina

Zonke izinto zenzeka ungalindele

Ake ningithengele dragon ingub10rand bakithi asisebenzi makunjeb

15/09/2025

Uyazi uma unamanga Ufone uthi mkhulu ngiyeza Monday

Ungasezi ungasafoni sisukesiyeke elinye uhambo asikhphoxi ukuba uze uwena owazi inkinga zakho Mase uphinde ungasezi

And ungasafoni kusuke kiwukuphazimisa uhlelo lwami losuku

Ngelinye langa uzofona uthi mkhulu ngiyeza Monday

Ngivume ngibe ngise Capetown

Mawufona uthi ufikile

Ngoba ngakuphanderection ngithi mina ngise Capetown bengicaba ga ukuba uyadlala nkenge lalnga lela

Owadlala ngalo uzobona kwanga ngi wrong

🤣🤣🤣🤣🤣🤣

Ekubeni wena awuziboni phutha angangazisanga ukuba uwusezi

Address

Johannesburg

Telephone

+27713942455

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Umuthi yesintu nomkhulu Masimula james ihlanya sixoxa ngekhubalo sikwelaphe posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Share on Facebook Share on Twitter Share on LinkedIn
Share on Pinterest Share on Reddit Share via Email
Share on WhatsApp Share on Instagram Share on Telegram