22/08/2025
Ngyabingelela emaKhosini kininonke bantwana beNkosi π€πβ€οΈ
Akengithinte nje kancane ngeSilwane ubungozi baso nokuthi sifika kanjani emuntwini, phela uzokhumbula kunabantu abahlushwa ilomoya nd kukudala ubahlukumeza..
ISILWANE umoya okhandwayo besekuyovuswa umuntu thizeni kungaba umuntu wasemndenini okanye umuntu wangaphandle besekuyahlanganiswa those 2 spirits ukuze sithunyelwe okanye sifakwe kuwe ngoba ziningi indlela zokufakwa iSilwane..
ISilwane siyingozi kakhulu njalo mesikesangena kuwe akubilula ukusikhupha, kuye kufune uthole umuntu osaziziyo njalo okwazi nokuhlukanisa ukuthi hloboluni lweSilwane esikungenile ngoba ziyahluka njalo azenzi ngokufana, nd sinenkani ke ikakhulukazi Uma sesakesazanywa ngaphambilini...
(1) KuneSilwane seDliso lesi ke uyaphupha udla noma usemcimbini kudliwa wena ubone kuza umuntu akunikeze ukudla udle mpela usuthe uzubonge, Ryt leso sivame ukuhlala ngaphakathi esiswini uzoba umuntu ohlala njalo isisu sigcwele umoya uzizwa sengathi awuhlalisekanga kahle nomusebantwini nasebusuku ungalaliseki kahle, siyingozi ngoba sikwenza ubenesidina ebantwini..
(2) Kukhona njalo iSilwane esizolala nawe(Spiritual husband or wife) Abantu abaningi ke bahlushwa iso lesoSilwane, leso ke Uma sizofakwa kuwe kuyenzeka kusetshenziswe impahla yakho noma iphi kodwa ke bavamise ukusebenzisa impahla yangaphansi noma mhlambe kusetshenziswe insila yakho besekuyahlanganiswa nemithi thizeni then they connect lezozinto ne spirit esikhandiwe nd spirit somuntu owashona most of the times kuyekuvuswe ispirit somuntu lobehlupheka kakhulu engenalutho edonsa kanzima, kuyenzeka njalo usithole mengabe uyewalala nomuntu uchushiwe, uzokhumbula sikesakhuluma ngobungazi bumuntu uchushiwe, phela abanye bayamchupha umuntu ngoTikoloshe, siyahlala njalo eSibelethweni siyakwazi njalo ukukuvala inzalo ngoba sisukesidla ngaphakathi esibelethweni, njalo siyakwazi ukulala nomndeni wonke ekhaya nengane ezincane, isokeleso othola sewunenkinga yokungahkaliseki kahle ebudlelwaneni(relationship) Uma ungumuntu wesfazane njalo nje uzwesengathi ikhona into edlayo esibelethweni, ebantwini besilisa uba umuntu ophathwa umchamo njalo nje.
Siyingozi kakhulu naso ngoba siqeda kwasani empilweni yakho, njalo uba umuntu ohleli elandelwa amashwa every time kushabalale yonke into onayo noma sewuthi uyazama kodwa kungaphumeleleki njalo nje wena uhlale ulahlekelwa ilokho onakho, siyakwena futhi uhlalukhathele.
Ukakhishwa noma ukulashwa kweSilwane kufuna uthole umuntu onolwazi oluphele owaziyo ukuthi sihlukene kangaki iSilwane nowazi ukuhlukanisa ukuthi hloboluni lweSilwane esikungenile, angizukuchaza ke ukuthi silashwa kanjalo ngezizathu zokuvikela umphakathi ngoba if wenza iphutha wahluleka ukusilapha sivele sidale umonakalo ophindwe kaningi kunasekuqaleni...
Ngicela ningakhohlwa ukufollowa ipage lethu .T.S Spiritual & Prophetic Healer nayi ilink π
https://www.facebook.com/profile.php?id=100085540645843