Spiritual And Traditional Freedom Academy Wellness Health Center

Spiritual And Traditional Freedom Academy Wellness Health Center Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Spiritual And Traditional Freedom Academy Wellness Health Center, Johannesburg.

Umndau n inzuza is not the same thing.!!!!!Igobongo lomndiki nomndau, lungisa umoya wedlozi βšœοΈπŸ”±πŸ©ΊπŸ‘πŸ™β˜ΊοΈπŸ•―οΈπŸŒŠπŸŒŠπŸŒŠπŸŒΏSigns of umnda...
13/03/2026

Umndau n inzuza is not the same thing.!!!!!

Igobongo lomndiki nomndau, lungisa umoya wedlozi βšœοΈπŸ”±πŸ©ΊπŸ‘πŸ™β˜ΊοΈπŸ•―οΈπŸŒŠπŸŒŠπŸŒŠπŸŒΏ

Signs of umndau : you dream of foreigners. Could be Indians , abelungu , Chinese or abantu basemanzini.
Ukuphupha umfula omkhulu noma isiziba . Izinyoka eziphakathi emanzini . Ukuphupha uminza ( drowning ) emanzini . Ukuphupha uthola I Ring noma isikhiya emanzini and cowrie shells . Sometimes you feel like there's something moving in your stomach. Painful teeth. Blocked periods/uncontrollable . Swollen feet and pain spinal cord , ukuphathwa isbibithwane ngathi kade ukhala , cold feet , nokuhlala ugodola uchachazela Kanye nokuthanda ukudla umhlabathi nokuhlala uphethwe isinye ngathi unama period pains

Cloth : Padu / Palo . Injeti. Nebhayi elimhlophe .

Beads : intothoviyane ( the blue and white one)
Black and white

Be humble to this spirit ! And when you want to parula umndau uyowulanda find someone ozokwenzela kahle . Angfuni nodliwa zinyoka lemfuleni πŸ§œβ€β™€οΈπŸπŸ‘

Someone said to me gogo isithunywa sam is speaking a language that I don't understand, mna no sthandwa sam uyaphazama it's idlozi lomndau,phuza igobongo lomndau funa umuntu ozokuhlanganisela akumisele igobongo lomndau.the language that you are speaking is a Hindu language mndau is an adopted zodli,your family was having a relationship with outsiders from outside the country.it might be busness relationship and work relationship.omnye umndau is umndau waphansi kwamanzi onga parolwa Ungathuki when u speaking foreign language,okunye uyokuzwa mase uhlola thokoza ko mwelase,abesuthu mangcoba komama ekhaya,ngibize amabhele olanga okhuboni klo baba,klo mama k**a ngithi zizikazi madlamini,klo mama katata ngithi Makheswa nozulu mpafana thukela mchumane.Makukhanye kwande kubemhlophe nakwaba sebencamile ngonyama yamanzi,I hope uthole umntu ozokuhlanganisela konke kuphelele akumisele igobongoπŸ•―πŸ•―πŸ•―πŸ•―πŸ•―πŸ•―πŸͺ„πŸ†πŸ™πŸ‘πŸ¦πŸ©ΊπŸ”‘πŸŒŠπŸŒŠπŸŒŠπŸ“ΏπŸ‘‘

Umndau controls finance,ma ungamlumgisi kubheda yonke into.Imali

11/03/2026

, Rassia and Iran warships drive in Cape Town january 19th 2026

Owe Thixo umntana bantu. πŸ’”πŸ’”πŸ’”
06/03/2026

Owe Thixo umntana bantu. πŸ’”πŸ’”πŸ’”

ISILWANE UMEQO UMDLIWA ISICHITHO UMEQO________Umeqo yinto oyinyathethele noma oyeqile ibibekiwe ibekelwe wena okanye omu...
04/03/2026

ISILWANE UMEQO UMDLIWA ISICHITHO

UMEQO
________

Umeqo yinto oyinyathethele noma oyeqile ibibekiwe ibekelwe wena okanye omunye ukuthi imulimaze kuze kubole ilungu lomzimba. Ndingathi ifana nebekelo.

WHAT IS ISILWANE
_________________

● Isilwane ngumoya owakhiwe ngezinto ezininzi ezisetyenziswayo ngabantu noma ngesilwane esibonakalayo sijikwe sibengumoya wesilwane ongabonakaliyo ngesizathu sochitha impilo zabantu.

10 types of isilwane
_________________

1. Isilwane esidla imali yakho, noba uyayenza kodwa ungayiboni uba uyenzani, imisebenzi yayo ingaoakali.

2.Isilwane esidla i grossary, ukutya ukuthenga oko, isilwane somntu sidla kwakho.

3.Isilwane ohanjiswa naso, esi record yonke into oyenzayo noyi plan nayo.

4.Isilwane esifakwa ezinganeni ezisafunda, zingezwa lutho eskolweni zingaphumeleli. Zicinge udlala, zikhohlwe ngomsebenzi wesikole.

5.Isilwane esifakwa embhedeni nomyeni manifika khona ningazwani, nilwe mnjalo.

6.Isilwane esidla Igazi sakhiwe ngezighubhu zegazi, ezixhelwelayo, sidle imfuyo siyiqede, sidle umndeni simqede.

7.Isilwane esifakwa empahleni yangaphansi, ungahlalwa yindoda, ungazali.

8.Isilwane esakhiwe ngenwele zakho, uphambane, kuthwe tyule ingqondo yakho, nenhlanhla yakho. Kuthwe uyasetyenziswa kanjalo.

9.Isilwane esenziwe ngedlozi lakho, likujikele, likulale, uphuphe ulala no bhuti noma notata okuzalayo, nabesifazane babenento zamadoda bakulale. Inhlanhla yakho yedlozi isetyenziswe ngabo.

10. Isilwane somcebo, isilwane esifakwa ngaphansi, isele, Inyoka, okanye umuthi, lo ozolala naye uthathe inhlanhla yakhe.

● KHIPHA ISLWANE
Umoya omubi kakhulu othunyelwa uthi uyomosha impilo yomuntu lesi isenzo sabathakathi nomuntu okuzondayo ongafuni kubona uphumelela

EZINYE ZINHLOBO ZAZO ILEZI
β–ͺ︎umkhovu wentaba
β–ͺ︎Ispoki(umuntu ovusiwe)
Β€Tikoloshe wamanzi

IZIMPAWU ZESLWANE
β–ͺ︎Uvalo olukhulu
β–ͺ︎Ukuzonda abantu
β–ͺ︎Imali engahlali
Β€Ukuma kwempilo
β–ͺ︎Ukubheda kwezinto othandweni
β–ͺ︎Ukuphila ngokushaya indlwabu
🩺R100 uhlola WhatsApp 071 047 7309

Umdliwa Umdliwa yinto evusiwe singasho nje kuthi idlozi elibi futhi sithi kusuke kuphendulelwe idlozi ekhaya eskhathini ...
04/03/2026

Umdliwa

Umdliwa yinto evusiwe singasho nje kuthi idlozi elibi futhi sithi kusuke kuphendulelwe idlozi ekhaya eskhathini esiningi ayikho into elungayo Uma aΙ“antu or umuntu mabenshaye ngomdliwa umdliwa ispoki abanye bathi islwane kodwa lento iyaphila iyakhuluma kuwena ezindlebeni zakho kwabanye iyakwenza lokho, lento ifaka ischitho ifaka amashwa bad lucky, lento kakhulu kazi ifakwa omdeni bhuti wakho mancane wakho mamkhulu wakho ect ingoba bengafuni impumelelo kuwena or eskhathini esiningi ifakwa yi x partner yakho ingoba ingafuni kuthi uqhubeke nempilo, umdliwa uyahlupha kakhulu noma ngabe bewu rich kanjani iyokubeka phansi uhambe ngezinyawo useless ngisho 50 cent uqalwe unyanywe ngabantu ulwe nabantu abanye imidliwa iyabalala ebusuku ibaphe amaphupho amabi abanye abantu bacabanga kuthi yi tokolosho kanti cha umdliwa idlozi elibi, liohendulelwe lelo dlozi awuna nhlanhla futhi mawuthi nje ubiza abakini kubhede nje kakhulu vele kulapho usetshenzwe khona usetshenzwe ngamathuna wakini. WhatsApp 0710477309 WhatsApp 071 047 7309 R100 uhlola.

Izimpawu zomuntu onesipho Sokwelapha● Izibhobho Esiswini,● Ukusindwa Amahlombe ● Izindlebe Ezilumayo( Ezihhoshozayo) , k...
04/03/2026

Izimpawu zomuntu onesipho Sokwelapha

● Izibhobho Esiswini,

● Ukusindwa Amahlombe

● Izindlebe Ezilumayo( Ezihhoshozayo) , kukhala abo tswiiiiii

● UKUBHODLA Okubanga Amahloni NokuZAMULA Uzxe Uphume Inyembezi

● Amehlo Alumako,Abuhlungu

● Isisu Esigcwala Umoya

● Ukuzizwa Uwedwa Ungenabani(Kube Vele Kunjalo)

● Usizi Nolaka Oluhamba Lubuye

● Umndeni Awukuzwisisi (Khabomama Na Khabobaba)

β–  LOMOYA Ukuphonsa Ngabathakathi Kodwa Bengakhoni Ukukunqoba

(AMAPHUPHO)

β—‹ Amanzi A Clean Omfula
I DAM,ISIZIBA ,IMPHOPHOMA.

β—‹ ukuphupha Ingwe (Umlozi) ,Ihhashi (Inzuza,Umlozi) Nezinye Iylwane Zamandla Asebukhosi)
Umnumzane Wamanzi, U Nkosazane Wamanzi, Ulwandle Oluthule.

β—‹ Uphupha Uthandazela Abantu Emanzini Noma Uphethe Ibhodlela Lamanzi Ukhuleka .

β—‹ Uphupha Umprofethi Kwesinye Iskhathi Isangoma/nyanga
Abelungu, Amandiya(dlozi Lobucebu), Abantu Abade Abangabonakali Ubuso (Amakhosi)
Amabhayi Namajazi Okuthandaza Nobuhlalu NAMAKHANDLELA

β—‹ Uphupa omama Base Zion Or Shembe Noma Yiphi Inkolo Beyikholwa Idlozi Lakho.

β—‹ Uphupa Indizamshini Uphinde Uphupha Undiza Kwawena

πŸ™ŒπŸ™ŒπŸ™ŒAsibakhuphule sisebenze siphilise Abantu ngendlel eyiyo πŸ™ŒπŸ™ŒπŸ™ŒπŸ™ŒπŸ™ŒAmen
# Ndlunkulu Makhosi Mwelase R100 uhlola WhatsApp 071 047 7309
πŸ™πŸ™πŸ™πŸ™πŸ™

02/03/2026

You need healing, yes you need to heal. You not okay. πŸŒŠπŸŒŠπŸŒŠπŸŒŠπŸŒŠπŸŒŠπŸŒŠπŸŒŠπŸ‘πŸŒ•πŸ«ΆπŸ™πŸ™ŒπŸŒΏπŸ‘οΈπŸ‰

R100 online consultation, WhatsApp 071 047 7309.

UYAQHUBEKA uMcwabo kaBaba owagxijwa indodana yakhe yathi ngeke imgcwabe akakhohlweUyaqhubeka umngcwabo kaBaba uKhipha Co...
25/02/2026

UYAQHUBEKA uMcwabo kaBaba owagxijwa indodana yakhe yathi ngeke imgcwabe akakhohlwe

Uyaqhubeka umngcwabo kaBaba uKhipha Conco (60) njengoba ubanjelwe eHholo lomphakathi eCopesville, eMgungundlovu. Uzokhumbula ukuthi uZakhele Cindi wathi uyise akavele akhohlwe njengesdomu eskoleni angeke yena amufihle ngenxa yokuthi ubengekho empilweni yakhe enjalo nje akaze amenzele ngisho ipasi leli phezu kwakhokonke lokho wamenzela i Protection order. Kutuswa iNkampani yabangcwabi iSibiya Funeral Services njengoba kuyiyo egcine ingenelile yafihla ubaba obesenesikhathi eduve emakhazeni.

Kodwa girls why nha????πŸ’”πŸ˜’
24/02/2026

Kodwa girls why nha????πŸ’”πŸ˜’

🟦 *1. What is Spiritual Injury Healing?*- A regulated energetic process of spiritual regeneration.- Occurs in 3 phases: ...
24/02/2026

🟦 *1. What is Spiritual Injury Healing?*
- A regulated energetic process of spiritual regeneration.
- Occurs in 3 phases: *spiritual inflammation*, *spiritual proliferation*, and *spiritual remodeling*.
- Involves coordinated activity of ancestral guides, energy healers, spiritual macrophages (cleansing spirits), spiritual platelets (protective energies) & energetic endothelial cells (life‑force conduits).
- Successful healing results in new spiritual epithelium, a smaller energetic wound, and no negative energy drainage.

🟦 *2. Why Spiritual Injuries Heal Poorly*
- Spiritual hyper‑energy & advanced spiritual glycation end‑products (spiritual AGEs).
- Reduced spiritual growth factor response.
- Energetic dysfunction & poor spiritual angiogenesis (energy flow).
- Spiritually wounded individuals have fewer spiritual progenitor guides (EPCs) and reduced spiritual keratinocyte & ancestral migration.
- Excess spiritual matrix metalloproteinases (spiritual MMPs) degrade healing energy.

🟦 *3. The Spiritual Foot (Energetic Syndrome)*
- A syndrome with multiple interacting spiritual problems: spiritual neuropathy, energetic ischemia, spiritual ulceration, spiritual infection, spiritual Charcot foot, spiritual gangrene.
- The *Spiritual Foot Ulcer (SFU)* is the most characteristic and dangerous energetic lesion.

🟦 *4. Epidemiology & Risk Factors for Spiritual Injuries*
- 81% of spiritual breakdowns follow failure of energy healing after spiritual ulcers.
- *Predisposing factors*: abnormal spiritual inflammatory response, spiritual peripheral neuropathy, energetic ischemia.
- *Additional delaying factors*: spiritual diabetes (energy imbalance), spiritual aging, emotional obesity, spiritual malnutrition, negative influences (spiritual smoking), spiritual renal disease, poor life‑force delivery.

🟦 *5. Spiritual Wound Assessment (PEDIS)*
- Every spiritual wound must be assessed for:
- *P* – Spiritual Perfusion (energy sinus tracts, spiritual abscess, ancestral bone/tendon involvement).
- *E* – Extent (spiritual size).
- *D* – Depth (spiritual leukocytosis, energetic acidosis).
- *I* – Spiritual Infection (severe spiritual hyperglycemia, energetic fever).
- *S* – Spiritual Sensation.
- Also evaluate spiritual wound location, energetic color, spiritual odor, temperature, energetic pus. Depth predicts spiritual outcome.

🟦 *6. Core Principles of Spiritual Treatment*
- Every spiritual wound requires:
1. Clean spiritual wound (energy cleanser or spiritual saline).
2. Sharp spiritual debridement (removing negative energies).
3. Appropriate energetic dressing (protective rituals).
4. Spiritual off‑loading (reducing energetic stress).
5. Spiritual infection control (positive affirmations).
6. Energetic & metabolic balance (spiritual glycemic control).
7. Spiritual revascularization (restoring life‑force flow) if energetically ischemic.

🟦 *7. Infection Severity in Spiritual Wounds*
- Uninfected spiritual wounds β†’ often painless due to spiritual neuropathy.
- Painful spiritual wounds β†’ suggest energy ischemia or spiritual infection.
- Moderate spiritual infection signs: energetic cellulitis >2 cm, spiritual abscess, spiritual gangrene, ancestral joint involvement.
- Severe spiritual infection: spiritual fever, energetic tachycardia, spiritual hypotension, confusion, spiritual vomiting, energetic leukocytosis, spiritual acidosis, severe spiritual hyperglycemia or renal failure.

🟦 *8. Spiritual Healing Practices*
- Ancestral connection rituals.
- Energy healing (reiki‑like spiritual touch).
- Herbal spiritual treatments (traditional cleansing).
- Divination for diagnosing spiritual issues.
- Ceremonies for cleansing, protection, or healing.

πŸŒΏπŸ•―οΈπŸ©ΊπŸͺ”πŸ’šπŸ›€πŸ½πŸ§ΌπŸ‘£πŸ™πŸŒ€

Umbuzo uthi gogo usebenzela kuphi uyafika na la umuntu akhona. Yebo ngiyafuka only for intsebenzo yekhaya home cleansing noqinisa ikhaya Nomndeni. Waterfall, see cleansing and a river cleansing. Le uyibona apha yindawo endisebenzela kuyo it's a consultation and an injuries dressing room. Uma walimala ngesimo sokwenziwa. We cleanse isilonda sakho esingapholi. Sithole ukudumba ezinyaweni. A full body cleansing room and a dispensary space sisodwa will take pictures for it. Ngine bhafu ka R100 Sonke sophumelela kulonyaka, futhi soyinqoba lengulo nemimoya. Will healπŸ«‚

Aniket nithi Congratulations NdlunkuluπŸŽ‰πŸŽ‰πŸŽ‰πŸŽ‰πŸŽ‰πŸŽ‰πŸ’™πŸ’¦πŸŒŠπŸ‘£πŸ™πŸ‘πŸ™Œ

Uvuswe leliphi iphupho namhlanje ngikuchazele.πŸ«‚πŸ‘£πŸŒŠπŸ‘πŸ™

And note Sikusebenza from ikhanda to inyawo R100 bafu yodwa, R250 uhlola (consultation). We do have special for online consultation its R100. Ndise Cala Ngakwa Ndlovu at Eastern Cape in Cala we are opened, we attend you by bookings, just check my availability you pay when we meet, remember i also travel for some work.

We are behind Ackermans and Russells building at Club 40 building. Next to Ndlovu shop.

Address

Johannesburg

Telephone

+27710477309

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Spiritual And Traditional Freedom Academy Wellness Health Center posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Practice

Send a message to Spiritual And Traditional Freedom Academy Wellness Health Center:

Share

Share on Facebook Share on Twitter Share on LinkedIn
Share on Pinterest Share on Reddit Share via Email
Share on WhatsApp Share on Instagram Share on Telegram