Zanele Myeni Othobothini CHC PRO

  • Home
  • Zanele Myeni Othobothini CHC PRO

Zanele Myeni Othobothini CHC PRO Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Zanele Myeni Othobothini CHC PRO, Health & Wellness Website, .

15/08/2025

sithi nje , . Lwaphinde lwafika uLwesihlanu lwansondo

Awudlule ngokuphakamisa ukubonga kumsebenzi owakuphatha kahle esikhungweni seZempilo (esibhedlela noma eClinic).

Uthi nje e.g.
ngithi kusibani-bani osebenza (usho isibhedlela sakhe noma isikhungo sakhe) bese udlulisa ukubonga kwakho uma akuphatha kahle.

Konke okubabazwe lapha sizokufunda emoyeni uma singena emsakazweni wakho ngezikhathi zama lunch emini bebade njalo ngolwesihlanu.

Kanti futhi ungangena emoyeni bukhoma ngokushayela inombolo ethi 076 704 7493

Abenza kahle ASIBABONGE BESAPHILA

ABAPHATHI BEZIKHUNGO BAKHUNJUZWE NGESIKO LEZEMPILOUNdunankulu wesifundazwe KwaZulu-Natali uMnz Thani Ntuli kanye noNgqon...
13/08/2025

ABAPHATHI BEZIKHUNGO BAKHUNJUZWE NGESIKO LEZEMPILO

UNdunankulu wesifundazwe KwaZulu-Natali uMnz Thani Ntuli kanye noNgqongqoshe wezeMpilo uNomagugu Simelane babe nomhlangano esibhedlela iDr Pixley Ka Isaka Seme ukudingida ngezindaba ezithinta uMnyango wezeMpilo KwaZulu-Natali.

Kulomhlangano bekukhona bonke abaholi bezeMpilo bezifunda kanye nabaphathi bezibhedlela nemitholampilo.

Inhloso yalomhlangano bekuwukuzobhunga ngezingqinamba ezibhekene nezempilo, kuhlanganisa izinsiza, imali kanye nokuqashwa kwabasebenzi bezeMpilo.

Abaphathi bezikhungo ezahlukahlukene ngokwamazinga azo banikiwe ithuba lokuphefumula. Nabo balubikile usizi lwabo kubantu abadala zadingidwa izinqinamba kodwa kwagxilwa kakhulu ezixazululweni.

Ngesikhathi ekhuluma uNdunankulu ukuqinisekisile ukuthi yize noma kungenele kodwa isiFundazwe saKwaZulu-Natali sesikwazile ukuthola imali emva kokuxoxisana neminyanga ehlukahlukene ngokuholwa uMnyango kaMngcinimafa ezokwazi ukulekelela umnyango ikakhulakazi ekuqashweni kwabasebenzi.

Abaholi babancome kakhulu abasebenzi ngomsebenzi omuhle owenziwa izisebenzi zomnyango wezempilo ngaphansi kwezimo ezibucayi ababhekana nazo usuku nosuku ngenxa yezinqinamba ezingaphezulu kwabo iningi lazo isikhathi ezibangwa ukushoda kwezimali.

Kubaluliwe kakhulu ukuhlanzeka kwesikhungo obekubanjelwe kuso umhlangano kwaqguqguzelwa naphathi bezinye izikhungo ukuthi basike iphethini.

"Ngingena kulesi sibhedlela ngikhangwe ubuhle obukhona nenhlanzeko. Bakwethu angikusho ukuthi uMnyango wezeMpilo ungeminye yeminyango emqoka kakhulu. Ngakho kudingeka abasebenzi abanele. Sesikwazile ukukhuluma nomgcini mafa ukuthi asilekelele sikwazi ukusiza uMnyango wezeMpilo. Sesikwazile ukuthola imali engango R160 million wama Randi" kusho uNtuli.

Abaholi babalalele ngokukhulu ukucophelela abaphathi bezikhungo. Base bekhunjuzwa ngobumqoka bokuthi babe yinxenye yokonga imali ngokusemandleni kubanjiswane ekubopheni isifociya uma kusetshenziswa izimali.

Bakhunjuzwa nokubaluleka kokuthi kuhlinzekwe ngendlela izakhamuzi zakwaKwaZulu-Natali ngezinhlelo nezinsiza zezempilo.

UNgqongqoshe wezeMpilo uNomagugu Simelane ugqugquzele abaphathi ukuthi baqhubeke nokuhlinzeka izakhamuzi zesifundazwe izinsiza zezempilo ngothando nangenhlonipho.

Wabakhumbuza ukuthi babe yinxenye yokuthi umnyango usebenzise imali owabelwe yona ngendlela efanele. "Njengoba uMnyango ubhekene nenkinga yezimali kubalulekile ukuthi imali siyisebenzise ngendlela efanele. Asisibophe ngempela isifociya."

Kuphinde kwagqugquzelwa abasebenzi ukuba bakhumbule isiko loMnyango. Nokuthi banakekele abasebenzi ngesizotha nangenhlonipho.

Abaphathi bezikhungo (CEOs) baphume benentshisekelo yokwenza nakancono.

Ends@

02/08/2025

Sanibonani bahlobo bami. Asizameni zingane zakwethu. Dlulisela nakwabanye
ukukusiza

01/08/2025


Smarter spending. Stronger communities. Healthier KZN.

01/08/2025

Men's month celebration.

Othobothini CHC male staff members celebrated this day differently by hosting a Men's Health Awareness Day on 30th July 2025. The aim was to improve staff wellbeing and implement health promotion in the working environment. Almost 90% of health services were rendered on the spot, such as prostate cancer screening, audiology service, dental screening, mental health screening (BMH), occupational health-related conditions, and general health screening (diabetes, BP, HTS, BMI, weight). Indeed, the day was a success, and they concluded this month on a high note.

related matters.

Please follow our page
10/07/2025

Please follow our page

Customer Care Training for Othobothini CHC Nursing Personnel and Satellite ClinicsOn 09 July 2025, nursing personnel fro...
10/07/2025

Customer Care Training for Othobothini CHC Nursing Personnel and Satellite Clinics

On 09 July 2025, nursing personnel from Othobothini CHC and its five satellite clinics (Jozini, Makhathini, Nondabuya, Ophondweni, and Gwaliweni) received training on Customer Care. The training was facilitated by the Office of Communication, represented by Mrs. Z. Myeni (PRO), as pictured.

The aim of the training was to reinforce professionalism and ethics among nursing staff, with a focus on how to treat clients and patients with the care and respect expected from public servants and healthcare workers.

Key healthcare priorities — Universal Health Coverage, Patient Experience of Care, and Reduced Mortality & Morbidity — were highlighted as critical elements in improving life expectancy. These align with one of the Department of Health’s Sustainable Development Goals.

Treating clients with respect, dignity, and courtesy is central to the Batho Pele principles, which must be upheld daily across all healthcare facilities.

We also encourage our clients and the broader community to engage with our feedback systems, including the Complaints, Compliments & Suggestions procedure, to help us better meet their needs.

The Office of Communication is always open to receive your feedback. Alternatively, you can use the Suggestion Boxes located in all waiting areas and main entrances of our facilities.

08/07/2025
13/06/2025

sithi nje , . Lwaphinde lwafika uLwesihlanu lwansondo

Awudlule ngokuphakamisa ukubonga kumsebenzi owakuphatha kahle esikhungweni seZempilo (esibhedlela noma eClinic).

Uthi nje e.g.
ngithi kusibani-bani osebenza (usho isibhedlela sakhe noma isikhungo sakhe) bese udlulisa ukubonga kwakho uma akuphatha kahle.

Konke okubabazwe lapha sizokufunda emoyeni uma singena emsakazweni wakho ngezikhathi zama lunch emini bebade njalo ngolwesihlanu.

Kanti futhi ungangena emoyeni bukhoma ngokushayela inombolo ethi 076 704 7493

Abenza kahle ASIBABONGE BESAPHILA

29/12/2024

AKE NIWUHLABE NIWULAWULE: Nali ithuba eliyingqayizivele lokuqeqeshwa ngaphansi kwezeZimo eziPhuthumayo (Emergency Medical Care), phecelezi ezama-Ambulance.

16/11/2024

Address


Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Zanele Myeni Othobothini CHC PRO posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Practice

Send a message to Zanele Myeni Othobothini CHC PRO:

  • Want your practice to be the top-listed Clinic?

Share

Share on Facebook Share on Twitter Share on LinkedIn
Share on Pinterest Share on Reddit Share via Email
Share on WhatsApp Share on Instagram Share on Telegram