13/10/2025
To true healers.
Just want to send my love and light to genuine healers abahamba ngokukhanya no matter izimo zempilo.I am talking to abelaphi who work ngamadlozi not izithwalo please.Ngithi kini who are having it very hard from last year namanje,hang in there kuzolunga.
I know konke kumile,you loosing ithemba,ngathi imikhuleko yakho ayizwakali or ayiphendulwa.Remember your faith is being tested so that you can be very strong in your craft.I know kubuhlungu hlungu ukungahlanganelwi empilweni kube ngathi uzohlanya.Kulobu bumnyama ngithi God and your ancestors are still there noma kungabonakali kungazwakali.Behlala bekhona ngeke bakulahle.Remember now kugcwele izithwalo and blood shed,so kuzohamba kuthikazise some genuine healers.Ngithi kini bakaGogo hang in there kulobumnyama,ngithi kusazo khanya so ningalahli ithemba.Ibani zenu mazinikhanyisele and nani nikhanyisele abanye.Melaphi may your life challenges not change you ukuthi uyothwala I pray.Trust me I know kunzimazima but kuzolunga ungahogeli ubumnyama that can end up destroying umdeni wakho🫂💞.Sending love,patience and healing kini.Makudede ubumnyama kuvele ukukhanya.