Igobongo nemimoya yalo

Igobongo nemimoya yalo Sikhuluma ngokuphehlwa kokhamba okuyigobongo

02/08/2023

Thokozani bogogo nayi insebenzo ka 3days thatha amanzi ompompi uwafake e glassin elifayo ufake 7sticks of matches uzilayte uzifake eglassin elinamanzi thandaza njalo ngo 12 ebusuku u lighter white candle uthandaze for 3days ekuseni mawgeza lawomanzi uwafake endishin ogeza ngayo ugeze ngawo amanye uwaphuze thokozan bogogogoπŸ‘πŸ‘πŸ‘πŸ‘

08/06/2023

Thokozani bogogo nomkhulu
Mangabe wathola i (miscarage)
Or washonelwa yingane
Noma othandiweyo wakho
Nawu umuthi wokugeza ukuze lelothunzii lizosuka kuwe
Ugeza ngeSthundu
Inyongo yalesosilwane ogezangaso
Nomswane waso ngyathokoza bogogoπŸ‘πŸ‘πŸ‘

09/03/2023

Thokozan ngane zakwethu akesikhulume ngomehluko phakath kwesthunywa nedlozkanye nokuphakama kwaso isthunywa siphakanyiswa ukujula kakhulu emkhulekweni mawsujulile kulana wambuleleka imfihlalo nemibono. Kodwa singakhohlwa ukuthi naso siyahlanjululwa kuze sizohlanzeka

09/03/2023

Thokozan bogogo nginokuzwa abantu abaningi bethi indaba yedloz ayikho abantu ukuth abafuni kuya e clinic nase clinic ishoba liyatholakala asikuphikisi lokho kodwa ngane zakwethu idloz likhona liyaphila ungadidiswa abantu ngesphiwo owasphiwa okhokhobakho makumele uyothwasa angeke ukubalekele uyogcina khonaπŸ‘πŸ‘πŸ‘πŸ‘

09/03/2023

Ngibingelele namhlanje bantwana bedloz imigomo yegobongo izinto ozizilayo mawudla igobongo
Ucansi
Mawukuma (period )awlidli igobongo
Awlali emzin yabantu mawudla igobongo
Awuhlwelwa ngaphandle mawudla igobongo
Awuyi esifeni mawuyile uyageza kuqala bese ubuyela
Awuyidli i dairy product mawudla igobong thokozan bogogoπŸ‘πŸ‘πŸ‘

16/11/2022

ThokozaπŸ‘ bogogo nomkhulu zingane zethonga ngiyaxolisa ukuphuza ukuphendula imibuzo yenu i busy ka December kodwa ningadinwa ngizolokhu mangithola lelothuba ngiphendule
Ngiyivulile intuba yemibuzo namhlanje mayelana negobongo nemimoya yalo kanye nokunye okuphathelene nedlozπŸ‘πŸ‘πŸ‘πŸ‘πŸ‘

26/10/2022

Bantwana bedloz okumele sikuqonde umangabe kuthiwa unedloz lasemanzini akusikho kuthi sekumele uphume kini uthi usuyothwasa emanzini uyoze udliwe iylwane zamanzi lapho suke sichaza kuth idloz elinamandla emzimben wakho idloz lasemanzini okuwu Mndaweh umndawe vele usiko lwakhona uyaye uparulwe emanzini uyolanda umntundu emfulen thizeni uyokwenza iladi lasemfulen thokozan bantwana bedlozπŸ‘πŸ‘πŸ‘

26/10/2022

Thokozan bantwana bedloz mawusezinkambeni udla igobongo uyazila awhlangan no Gf/ Bf
Awulidli igobongo usezinsukwini (periods) awungeni imizi yabantu ngoba uzohogela yonke imimoya emibi bese ubuya uzoleka igobongo makuvele isifo ekhaya udla igobongo thenga inkukhu emhlophe ugeze uhlambuluke kuqala bese uqhubeka nezinkamba zakho thokozan bantwana bedlozπŸ‘πŸ‘πŸ‘

18/09/2022

Thokozani bantwana bedloz igobongo mawulidla ubamuhle ugezeke uthandeke ngoba umuthi ohlambulula idloz uma lingakugezi khona okungahambi kahle ngalelogobongo igobongo mawulidla livula konke obekuvalekile empilwen yakho liqaqa obekubophekile ligeze iychitho ngibonge bantwana bedloziπŸ‘πŸ‘πŸ‘πŸ‘

24/08/2022

Ngiyabingelela laykhaya okumele sikwazi bantwana basekhaya umuntu kande azodla igobongo uyahlolisisa kuth akanaso yin isilwane ngoba waze wamqalisa inkamba kuneslwane kuloyomzimba kusho kuth lesoslwane usipha amandla kakhulu kuloyomzimba ngibonge ithuba imibuzo yamukelekileπŸ‘πŸ‘πŸ‘πŸ‘πŸ‘

11/08/2022

Kusile ngyavusela laykhaya ngiyathemba izinkamba zokhokho nomkhulu seziphuphuma igwebu elimhlophe badla basutha
CamaguπŸ‘πŸ‘πŸ‘πŸ‘πŸ‘

04/08/2022

Igobongo nemimoya yalo sikhulusana ngolwazi nezinqinamba esibhekana nazo umangabe umuntu kumele enzelwe ukhamba lokhu esikubiza ngegobongo

Address

Ladysmith

Telephone

+27780734622

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Igobongo nemimoya yalo posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Practice

Send a message to Igobongo nemimoya yalo:

Share

Share on Facebook Share on Twitter Share on LinkedIn
Share on Pinterest Share on Reddit Share via Email
Share on WhatsApp Share on Instagram Share on Telegram