Gijimisa Funerals

Gijimisa Funerals Funeral undertaker and financial services provider

Kwabasemagunyeni
09/02/2023

Kwabasemagunyeni

Please take note.
07/02/2023

Please take note.

Asibingelele Bantu bakithi,Sekuyileso sikhathi sonyaka lapho esihlezi sicabanga ukt kukhona abantu bakithi abafisayo uku...
03/06/2022

Asibingelele Bantu bakithi,

Sekuyileso sikhathi sonyaka lapho esihlezi sicabanga ukt kukhona abantu bakithi abafisayo ukujoyina ikhava yethu kaMasincwabisane esezingeni eliphakeme nebiza kahle kunawowonke amanye. Kodwa bese kubakhona izingqinamba zokwesabela iskhathi sokulinda (waiting period) bese bezithola beqhubeka bezikhave lapho abangathokozile khona.

Ngenxa yalokho, sesithathe isinqumo sokwehlisa isikhathi sokulinda (waiting period) sasehlisela ezinyangeni ezimbili kulabo abavele benamakhava kwezinye izindawo, kodwa befuna ukujoyina kithi.
Kubalulekile ke ukt uma uzojoyina ubenobufakazi bokuthi unoMasincwabisane okhokhelwa ngendlela (up to date cover).

Okwesibili, sekuyisikhathi sokuthi abantu bakithi abafisa ukujoyina iGijimisa Funerals noma bengenawo amakhava kwenyindawo sibehlisele isikhathi sokulinda sisuka ezinyangeni eziyisithupha kwehlela ezinyangeni ezintathu. Lokhu kuzokwenzeka kulenyanga kaJune kuphela. Ngakho ke abantu abeze bezozithathela amakhava asenanini eliphansi kakhulu.

Siyabonga.

By the way, we are not doing funerals only. We also hire out Mobile Fridge.
17/05/2022

By the way, we are not doing funerals only. We also hire out Mobile Fridge.

Address

Manguzi Hospital Road, KwaNgwanase
Manguzi
3973

Opening Hours

Monday 08:00 - 16:30
Tuesday 08:00 - 16:30
Wednesday 08:00 - 16:30
Thursday 08:00 - 16:30
Friday 08:00 - 16:30
Saturday 08:00 - 13:00

Telephone

+27765407399

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Gijimisa Funerals posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Share on Facebook Share on Twitter Share on LinkedIn
Share on Pinterest Share on Reddit Share via Email
Share on WhatsApp Share on Instagram Share on Telegram