03/01/2025
Ubizo
-ukuzamula uphume nyembezi
-ukubhodla
-ukuzondwa bantu for nothing
-imali engahlali
-ukuba moody
-ukuthanda nokuhlala wedwa la kungenamsindo khona
-ukuphathwa mehlo
-ukugula njalo uze ungazi wenzeni
-ukufa kwemizwa
-ukuphupha iskole namanzi
-uphuphe izinyoka,inkosazane,inkanyamba zasemanzini
-ukuphupha ujahwa nkomo
-ukuba nolaka kwesiny skhath
-ukusaba umfula or lwandle
-ukudikiza kwenyama yomzimba
-uphuphamabhayi namajazi
-ukuphupha ubuhlalu nentambo
-ukuphathwa mazinyo
-inyawo vuvukalayo
-ukunukelwa mqombothi or snemfu,or umzansi
-ukuphupha zangoma
-ukuphupha khuluma nabadala bakini
-ukungasifuni skole mufund makmele uye yabalisa kuth lala
-abangani bayakujikela nabomndeni kube ngath awthandeki
-ukufikelwa islilo ngath ungakhala nje
-umuthi ngakusebenzeli,uhlupheke nje
-ukuphupha zinto zenzeke
-ukuzwa voice ikumemeza
-ukufuna mntwana ungamtholi
-ukusindwa emahlombe
-iqolo elibuhlungu
-ikhanda elihluphayo
-inzululwane esasyezi
-ukuphupha mabutho kaZulu nemikoto namahawu
-ukuphupha undiza emoyeni or ngebhamoyi
-inhlungu eswini like cramps
-ukuthandwa inhlanya
-ukuthandwa abantwana abancane
-kube khona nalowakini ovele akucasule or nivame kuxabana naye kwabanye kuba umzali umphendule isnoma kanjani nje
If unalezimpawu sebenzisa mpande/muthi obizwa Icacisa uphahle khaya komalume mawhlawuliwe konke kwaphelela phahla kini or mfuleni or ntabeni uzohlukaniseleka ngoba akuwowonke munt okmele athwase abanye ukulungisa nje zinto zabo kuqhume nhlanhla kuye hambe yofun msebenzi 🕯️🥛🕯️
Ziningi izimpawu zedlozi ne sthunywa Thokoza 🙏🙏🙏🙏🙏