12/11/2025
lesedi Ndau camagu thokoza
lakunomzimba ofile ubona ngeqoqwane lamanqe lihlanganyele kuwo .ungabi umziba ofile odonsa amanqe kuthi hlanganyele phezu kwakho.ngoba zokudla kusale amathambo .okunye ungani Nike izinja ukudla kwabantwana bakho ngoba zizokudla zingabacangeni .iningi labantu lushayekile kakhulu ngenxa yokuthi lwathatha ukudla kwabantwana babo bakunikà izinja zakudla manje zingane sezisele ziyahlupheka .zixoshwa emakubo ngumndeni kudliwa Amandla abazali babo ngoba abazali bavumela kuba umzimba ofile amanqe ahlanganyela kubo abadla abaqeda .imindeni nemindeni inabo bhekifa bawo .engathi konke sikwenzayo empilweni singabashiyi ngaphandle laba esibazalayo sibavikele sibalungisele ikusasa elingcono nelihle sibafundise ngama basic empilo of how to survive in difficult situations sibafundise be problem solving and how to manage their finances. ngoba ikusasa lisebantwaneni hhayi kithi .yokho kuthiwa inkunzi sematholeni .yabona lender wayakhela bazali bakho wakha kind mhlawafa bantwana bakho bayobaxosha .lungisa kini bese wakha umzi wakho lazoshaya khona umthetho .uma nezingane zithole ngaphandle komshado zakhele ikhaya lazo lazizo phila zihlale ngokuthula .okunye mele kwaziwe yithi madoda kuthi unguganwa nokushada kusho kuthi uyindoda le gama lithi ndoda alicoshwa phansi indoda Ubuntu one wisdom not knowledge khona bafana baganiwe bano 80 years bazibiza ngamadoda kodwa ubudoda abubonalali kubo ngoba benza zinto nje ngabafana bancane yikho kuthiwa ubudoda abukhulelwa. ngoba ubudoda ubuthonga ngamava namagalelo onawo abuthengwa ngemali it's natural kanjalo nobufazi akubona ubuhle kodwa ama galelo onawo ngoba muzi wakhiwa butler kodwa wakhiwa izenzo zakho ezihle .asibhekelele imindeni sense kahle siyeke kucasha ngikuthi sa sathakathwa mela ubudoda bakho useless ubufazi bakho 🙏