Ekuphileni_Kwalulama

Ekuphileni_Kwalulama amathalente neziphiwo esinazo.

28/02/2024
01/01/2024

Ngyabingelela onyakeni omusha, syabonga ujehova ngokusigcina kwakhe.

Ngyathembake ukuthi asilibalanga ukuthandaza ebsuku ngo00:00 webangoma

29/11/2023

Webantu abanesphiwo, akulona ihlazo ukusho uthi awazi. Mungayazi into ungasabi ukusho. Abantu bazokuhloniphela khona lokho.

28/11/2023

Okunye okmele sikwazi. Imumva alicisheki. Abantu bakwazi ngezindlela ezingafani. Omunye wazi ukuthi wisgebengu, Omunye wazi ukuthi uhlakaniphile. Omunye athi ukhuthele, athi omunye akwazi lutho. Okbalulekile ukuthi umalikthume kimi idlozi noma ungaya phi ngeke kulunge ungakafiki lawthunywekhona.

28/11/2023

Bafwethu asiphiwanga ngokulingana. Noma ningazalwa umfazi enendoda eyodwa. Kodwa imithwalo yenu ayilingani nhlobo. Omunye unamandla okunithwala nonke. Omunye unikwe umona wedlalihwavuma, Omunye unamandla omzimba nje yena, noma mengeke akwazi ukunondla kodwa uyakwazi ukusenza ngomzimba wakhe. Besekubakhona abanikwe konke. Amanda akubona, umqondo okhaliphile ukubona, ikhono lokwenza likbona. Manjeke kubalulekile ukuthi abantu esbathandayo sibazi ukuthi bahloboluni. Lokhu kungasiza ukunciphisa izingxabano ezinganasdingo.

28/11/2023

Lalela, kubalulekile ukuthi umuntu ungamthembi kizekweqe, abanye ababoni nhlobo kodwa benza imali nje kwaphela. Ngakhoke ungatatazeli muqeda ukuzwa izinkinga zakho ozaziyo nobungazazi. Bhekisisa Kahle.

26/04/2023

Kuyenzeka idlozi likhlanganise nomuntu hlampe ngobungani hlampe ngothando. Kodwa wena awazi ukuthi nihlanganiswe yidlozi. Kanti kunesizathu eskhulu kunalesi wena osbona phambi kwamehlo akho. Idlozi lifuna okthize kulowo muntu. Okbalulekile nje ukuthi konke kunesizathu. Okuhle nokubi..


25/04/2023

Kuyenzeka idlozi🐆 likthumele emntwaneni👶 walo ukuthi udlulise umyalezo✉️ ngenhloso yokumxwayisa ngoswazi angase aluthole. Ngywakwenzake lokho nami🤲...seksele kuwena khanda limtshelokwakhe ukuthi uyalalela noma cha. Niyazazike nani ninjani. Ksasa useyabuya umuntu uyagula noma uphelelwe umsebenzi usekhalangokuthi "ngsize ndoda ngenzenjani" . Nami angazi lutho bengithunyiwe.

Impilo ihlelwe ithongo noma ungenzani ngeke ukushintshe lokho.
22/04/2023

Impilo ihlelwe ithongo noma ungenzani ngeke ukushintshe lokho.


Bayazike abangasindisiwe ukuthi senzani lana
23/03/2023

Bayazike abangasindisiwe ukuthi senzani lana


Uma sekusho idlozi akasekho ukuhlehlelemuva
22/03/2023

Uma sekusho idlozi akasekho ukuhlehlelemuva



Ndlondlo, Makhosi
27/02/2023

Ndlondlo, Makhosi

Ubizo luyakbiza njalo. Ake usondele nawe ukuze kucace kwenzekani empilweni yakho...
23/11/2022

Ubizo luyakbiza njalo. Ake usondele nawe ukuze kucace kwenzekani empilweni yakho...

Nganezakithi,  , omunye uzibonela utshani nje. Kanti mina ngibona iroof mangbona lobutshani. Kanti idlozi liyabuthanda k...
17/10/2022

Nganezakithi, , omunye uzibonela utshani nje. Kanti mina ngibona iroof mangbona lobutshani. Kanti idlozi liyabuthanda kakhulu lobutshani. Kunemfihlo ethize esesdindini salobutshani.




Nganezakithi   lentaba lihle kakhulu kuwena ohlushwa islungulela phecelezi (heart burn).
09/09/2022

Nganezakithi lentaba lihle kakhulu kuwena ohlushwa islungulela phecelezi (heart burn).



Address

Mtunzini

Opening Hours

Monday 07:00 - 18:00
Tuesday 07:00 - 18:00
Wednesday 07:00 - 18:00
Thursday 09:00 - 17:00
Friday 09:00 - 17:00
Sunday 09:00 - 17:00

Telephone

+27733865799

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Ekuphileni_Kwalulama posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Practice

Send a message to Ekuphileni_Kwalulama:

Share

Share on Facebook Share on Twitter Share on LinkedIn
Share on Pinterest Share on Reddit Share via Email
Share on WhatsApp Share on Instagram Share on Telegram