Mkhulu Mkhonto wama Dlozi amanzi aphilisayo nokuhlanjululwa kwesithunywa

Mkhulu Mkhonto wama Dlozi amanzi aphilisayo nokuhlanjululwa kwesithunywa Siyabholofita sikhuphula isithunywa silungisa ubugedla sihamba amanzi nezintaba kanye nemihume

Nkosi busisa lomuntu othi gogo ngidinga usizo, akwenze athole umsebenzi loyo muntu Amen🙏
06/08/2025

Nkosi busisa lomuntu othi gogo ngidinga usizo, akwenze athole umsebenzi loyo muntu Amen🙏

04/08/2025

WhatsApp +27 78 398 5361

AKE SKHULUME NGOKUBANGWA IZIDALWA but ake ngixwayise ngalokhu:ake ngixwayise phezu kwanakhu ukugula:_Uma kwenzeka uzwa u...
04/08/2025

AKE SKHULUME NGOKUBANGWA IZIDALWA but ake ngixwayise ngalokhu:

ake ngixwayise phezu kwanakhu ukugula:

_Uma kwenzeka uzwa uhlushwa ukuduma kwesisu lokhu kubangisa amahloni noma sinokuhamba sikulume , thola Coke uyihlanganise nempuphu uphuze sothula . imimoya mayiphezulu kakhulu umndawu siyakuhlupha.
_Uma usuwopha kakhulu kungapheli , ake uthole AMANZI AMHLOPHE kuhambe noMTHOMBO umuthi nomlotha womlilo obaswe uwena ukuhlanganise ukubikise bese uthenga inkukhu emhlophe neblack lebel eyodwa uyenemanzini ahambayo uphathe nebowl indishi yokudla ufike UNGAWUSEFI LOMUTHI MAWUQEDA UKUWUBIKISA uye kulamanzi mufika khona uphalaze ngawo ubheke la ilanga elingakhona ngaleso skhathi ucele edlozini lamanzi ngemali emhlophe ukuba alihlaliseke lehlise ulaka lifezeke konke ukuncola ukulidlukulayo makuhabe nalamanzi ahambayo uphose emanzi lemali emhlophe bese uguqa kuwo uphalaza bese kuthi INSIKA LEYA PHANSI NALOKHU BUPHALAZA NGAKHO uthele kulebowl uthele lebiya phakathi kancane ubulale inkukhu le emhlophe ufake igazi layo kancane kulebowl bese ukuphuza kona ungakuphalazi inkukhu ungajika nayo bengayidla kini ayi wena uma s**a lapha emanzini ungakhulumisi muntu ungasabheki emuva .
_Uma ufuna ukuyekisa umuntu utshwala , funa bufund bese ubufaka ubisi lwengulube nolwembu*i , neAlam or ubhontshisi ohlaza uwukaye kuhle kakhulu ngalobu besintu . uzobuyeka uyothi mebucabanga kuthinakaphaze.
_Uma uhlushwa amahlaba or izibhobo , Thola isihlahla esashawa izulu la sikayeke khona thatha lokho kwezinsaba noma ngabe zomile zinjalo u*ibilise mase uphuza ufake izitiks zameMantshisi ezintathu u*i light bese u*ifaka. / uhambe uyifuna INDODA EBOMVU elinye iGama inkunzi ebomvu uyibilise ibomvu uyiphuze iyababa ziyahamba nayo.
_ Muhlushwa ikhanda kakhulu , thola UMNEKE leskull sawo ne shongololo bese ukushisa kokubili kube mnyama sa nsizi bese ukuhlanganisa uzogcaba la kuswayini ezinweleni nasemadlebeni la kugcina khona izinwele nasemuva la kugcina khona izinwele kuzolunga elizokuphatha ikhanda from

UKUBETHELA1. UKUBETHELA UMUZI UKUTHI UQINE UNGADLALELI ABATHAKATHI NEZULU.Loluhlobo lokubethela lujwayelekile kakhulu......
03/08/2025

UKUBETHELA

1. UKUBETHELA UMUZI UKUTHI UQINE UNGADLALELI ABATHAKATHI NEZULU.

Loluhlobo lokubethela lujwayelekile kakhulu...imvamisa kubethelwa umase kuthwasa inhlobo...kuvikelwa izulu nabathakathi kanye nemimoya emibi.....kuyaywe kusetshenziswe amatshe omfula ohambhayo nemithi kanye namathambho namafutha ezilwane ezahlukene..engingeke ngizidalule la..

2. UKUBETHELA UMUZI NGAMANZI ESIZIBA OKANYE IDAMU ELIMILE.

Lapha kusuke sekujuliwe uma kwakhiwa loluhlobo lesibethelo...imvamisa uma umu*i ubethelwe ngaloluhlobo lwesibethelo uba nesithunzi esiyinqaba...abaze ngobubi okanye ubuthakathi bayaye bengawuboni umu*i..kodwa babone idamu elikhulu elilele inkungu....kuningike okusetshenziswayo uma kukhandwa loluhlobo lwesibethelo....kubalwa amanzi esiziba okanye idamu elimile...amafutha namathambho ezilwane ezisabekayo kubalwa izinyoka zonke..inja yamanzi njalo njalo.......umu*i onaloluhlobo lwesibethelo awudlali zigebengu nabathakathi....ngoba uma befuna ukungena kuwo uphenduka idamu elikhulu elisabekayo....

3. UKUBETHELA NGENSILA YOMUNTU OSEWASHONA WOMDENI

Loluhlobo lwesibethelo kusuke kusentshenziswe insila yomuntu wakulelo khaya...kungaba ubaba womu*i okanye umama womu*i osashona......kusentshenziswa insila yakhe ixutshwe namafutha kanye namathambho ezilwane nemithi ejulile yokuvusa imimoya.....uyavuswa aphile agade lonke igceke...okuhle ngaye ukuthi abomdeni abamuboni ubonwa ilabo abasuke beze ngobubi kubalwa nabathakathi........

Lezi izonazibethelo ezinamandla kakhulu zokubethela umu*i...ube nesithunzi ungadlali izigebengu nabathakathi.....

Ngyatholakala enquthu esgodlwen...+27783985361 Whatsapp /+27783985361

Izinkinga ezikukhungathile kuyenzeka azikho kuwe but zisemuva la ovela khona or la ofukamela khona ikhaya , ibhekisise k...
02/08/2025

Izinkinga ezikukhungathile kuyenzeka azikho kuwe but zisemuva la ovela khona or la ofukamela khona ikhaya , ibhekisise kahle le yokuhamba izindumba zabantu ufuna impilo encono kepha awuyithole usuze ulahle ithemba as if abelaphi bayahluleka . Lalela😏 ngeke sihluleke sonke shuthi jika uyiqale emuva before u*ithinte wena yingakho noma ngiphakamisa indaba yokuFEMBA kuhle uma kuzofembwa kini kufembwe weña kanye nekhaya ukuze umkhuhlane uma ukhona nasekhaya kulashwe kungagcini ngokuthintwa wena tholukuthi isemuva inkingà . Abanye abantu kwavalwa ikhaya ayikho imithi abayithinta or bangene nayo emakubo isebenze uncono melashwa phandle ebese thina esikwazi ukucabanga sikubuza ukuthi njalo uyobalekela ikhaya koba nini lingalungiswa ngoba muke waya khona kuyaphupha konke izinto.

Qinisa ukhakhayi ukhule nanokuthi UKUFEMBA ÀKUYONA INTO YOKUDLALA UMÀ KUFEMBWA MELE KUBE NOMUNTU OZOKULALELISA NOMDALA IKAKHULU MAKUSEKHONA ABAZI UMLANDO WAKINI . KUSUKE KUKHULUNYISWA ELIKAMOYA YONKE INTO EPHILA NGELIKAMOYA IYAKHULUMA ABADALA BANGOBANI BAQHAMUKAPHI BAFUNANI , IMIMOYA EMIBI IQKHANDWE UBANI NGAYIPHI INHLOSO UYOLAPHEKA KANJANI KUYO. Ayikho into ehlula ukufemba uma kuzokwenzelwa endaweni eright . Onkulunkulu bakho amadlozi akho nezithunywa zikaThixubaba( GOD ) so no way kukhulunyiswe bona kepha ungaphili . alikho idlozi elinganalo igama lokho kwenza kubelula ukuphahla direct lo osuke ephethe inhlanhla kuwe ay indaba yesbongo sodwa eminye imsamo yaphendulwa mubiza isbongo ubiza bonke ngaphansi kwaso okwenza kuze nabancolile bavale . Biza umumtu Direct .

For ukuhlola whatspp : +27 78 398 5361

For calls : +27 78 398 5361

Ndaramawe👏🏻
Ndauwe👏🏻
Mdau👏🏻

Isthunywa samanzi esithandazayo. (iNzuza ethandazayo)Thokozani bantwana bethonga namhlanje ake ngikhulume kancane ngesth...
02/08/2025

Isthunywa samanzi esithandazayo. (iNzuza ethandazayo)

Thokozani bantwana bethonga namhlanje ake ngikhulume kancane ngesthunywa samanzi. Isthunywa samanzi singaphansi komoya obizwa ngeNzuza. Inzuza ihlukahlukene kodwa iwumoya wasemanzini kuyenzeka udonse yonke lemimoya yasemanzini kodwa namhlanje ngifuna sikhulume ngomoya weNzuza, okungumoya othandazayo futhi uya profitha kakhulu. Uma ke lomoya weNzuza engikhuluma ngawo uwulungiselwe kahle bayothi abantu uthwele ngenyoka yasemanzini. LeNzuza engikhuluma ngayo umuntu onayo usebenza kakhulu ngamanzi neziwasho , umuthi akawusebenzisi kakhulu.

Umuntu unalomoya kufanele azile kakhulu ukuze leNzuza yakhe isebenze ngamandla. Umuntu anolomoya ufaka kakhulu abantu echibini, abantu ubaphilisa ngechibi, nalapho ahlala khona ubanayo indawo eyichibi noma ipool ilapho afaka khona abantu. Iziwasho zakhe zinamandla kakhulu, uma u*isebrnzisa uyashesha ukuwubona umehluko.

Uma unalomoya weNzuza engikhuluma ngayo uphupha kakhulu ubona inkunzi yenkomo emhlophe isemanzini noma iseceleni komfula. Inkunzi yakhona yinhle kakhulu isulekile, iyathandeka kakhulu. Kuyenzeka uboniswe ihhashi elimhlophe elihle kakhulu elisulekile. Eskhathini esiningi uphupha usemanzini uthandazela abantu. Kuvamile ukuthi uboniswe ubuhlalu obu blue namajazi blue kuyenzeka amajazi akho ahlobe ngengwe ngoba phela usuke umbethe ubukhosi basemanzini. Inzuza amakhosi asemanzini siyihlonipha kakhulu, ingakho kubalulekile ukuthi imifula siyigcine ihlanzekile.

Lomoya weNzuza sake sawubona kuBaba uMasango wase St John, bayazi abadala ukuthi uma ku*iwa ezintweni ezithinta amanzi waye yinkinga kakhulu. Wayenesiphiwo esihle kakhulu samanzi ingakho kwaze kwathiwa uthwele ngenyoka yamanzi kanti cha wayengathwele nganyoka wayephathiswe amakhosi asemanzini.

Kuyenzeka ube nalomoya kuphela kodwa futhi ubenayo neminye imimoya ehambisana neNzuza , kungenzeka ubenawo umoya okuthiwa umndawe kuyenzeka futhi ubenamakhosi asemanzini aphatha izikhwama zokulapha ngemithi, +27783985361

Umndawe idlozi elinamadla elihlukahlukene kaningi Umndawe uyabulala umungawenzeli into oyifunayo idlozi eliyingozi kakhu...
01/08/2025

Umndawe idlozi elinamadla elihlukahlukene kaningi

Umndawe uyabulala umungawenzeli into oyifunayo idlozi eliyingozi kakhululu ngoba
Liphethe wonke amagobongo

Uhlukene kanje ke
Khona umndawe wasemanzini lona ohamba Nomlozi Nezithunywa zamanzi nenkanyamba uqobo

Khona umndawe wasentabeni lona ohamba nezithunywa zamanzi namabutho namanono

Whatsapp +27783985361

Lishonile ilanga wena ofunda lePost sengathi uNkulunkulu engakubusisa abagadla ngemimoya emibi namhlanje ishabalale isit...
29/07/2025

Lishonile ilanga wena ofunda lePost sengathi uNkulunkulu engakubusisa abagadla ngemimoya emibi namhlanje ishabalale isitha sakho sihlale obala esibonakalisweni inkosi inibusise nithole umsebenzi nomshado Amen🙏
WhatsApp video Tembela Treco WhatApp 0783985361call me only if you need help

Idlozi lamanzi_liyakwazi ukukuvala inzalo_liyakwazi kukuvala imizwa_liyakuphendula isishimane_liyakufaka ischitho esinga...
29/07/2025

Idlozi lamanzi

_liyakwazi ukukuvala inzalo
_liyakwazi kukuvala imizwa
_liyakuphendula isishimane
_liyakufaka ischitho esingalapheki
_liyakwazi kukuhlanyisa
_liyakuphendula isixhwalA
_liyakwazi ukukdlisa kube ngathi udlisiwe
_ liyakwazi ukuba isilwane ukuwe
_liyakuxabanisa nabantu
_liyayqeda imali

Loluhlobo lwedlozi lifuna ukunakwa linesikhwele , if ungaliniki lokhu olikufunayo kuwe . ngeke nje noma ngabe uyathanda kulunge lutho. lifuna uku*ilalela lona nawe ungabi nomuntu empilweni but ngenye imini kuzokhanya.

Ndauwe 👏 kuzolunga

Makhosi Amakhulu 👏🏿 👏🏿 Namuhla ngicela sikhulume ngokwehlukana kokuthwasa.1. Umuntu onedlozi - Uzothwasa kwagobela2. Umu...
28/07/2025

Makhosi Amakhulu 👏🏿 👏🏿

Namuhla ngicela sikhulume ngokwehlukana kokuthwasa.

1. Umuntu onedlozi - Uzothwasa kwagobela
2. Umuntu onezithunywa - Uthwasa ngokwamaphupho bese eyakhuphula

Naba Abedlozi
*Inyanga
*Isangoma

Abezithunywa (Amathongo)
✓Umthandazi (Prophet)
✓Igedla
✓Isanusi

Owedlozi usuke embethwe umuntu wakubo osuke efuna emthathele izikhwama zakhe angakwazanga uku*isebenzisa esaphila.

Owezithunywa usuke eyiphiwe lento ingeyakhe, yingakho i most yabo bazalwa bembethe , bengqwambile, ngoba lento ingeyabo abathathi zikhwama zedlozi but izikhwama ngezabo baziphiwe Umdali ukuthi bayophila, baphilise ngazo.

Laba bezithunywa if benobugedla baba oMakhosi ngoba bona into yabo ingaphezulu kwalaba bedlozi, ngoba abedlozi basebenza ngedlozi if lelo dlozi lihamba basale bangazi lutho, whereas lona lento engeyakhe ngisho ungenzani soze umphuce into yakhe ngoba uyiphiwe.

Bese kuba abangenwe amathongo asekhaya abangeke basize abantu kepha baphiwe ubukhosi basekhaya ukuze bezokwazi ukulungisa umsamo wakubo, bavuse ikhaya both lakomalume nelakuno ngoba muphethe lobukhosi usuke uzolungisa izinkinga zemisamo on both sides ngoba kusuke konakele kakhulu on both sides, abasuke behamba phambili kuwe ngoba uwumlanjwana abako Malume bakho, iwona msamo oyoqala ngawo lowo ukuze ukwazi ukwenza imbeleko, wembulq nengubo yakho kuqala before uqhubekele phambili.

DLOZI ELIZITHWASISELAYO???

CHA IZITHUNYWA LEZO ZASEMANZINI, ABANTWANA BASEMANZINI LABO.

Namhlanje ngicela s**e sihlale phezulu kweqiniso aphike ophikayo asekele ukuphika kwakhe.Kodwa iqiniso uzolazi namhlanje. Awusoze wezwa okuvumelana nawe njalo.Ngifuna siyilungise lento ngale kokuphendulana ngenhlamba kulabo abangafundiswanga ukubaluleka kwenhlonipho nokuthobeka edlozini nasendleleni yesthunywa.

ABANTWANA BASEMANZINI ABANEZITHUNYWA ZASEMANZINI IBONA ABATHWASISWA EMAPHUSHENI HHAYI IDLOZI SOZE LAZITHWASISELA WENA NEVER !!.IDLOZI LIYAHLATSHELWA FUTHI LIYALOTSHOLWA.

IZITHUNYWA ZASEMANZINI IZONA QHA EZINGATHWASISA UMUN

ukuzalwa wembethweBantwana bedlozi akesi xoxe nayi indabauma uyohlola kufike kuvele indaba yakho ukuthi wena wazalwa wem...
28/07/2025

ukuzalwa wembethwe

Bantwana bedlozi akesi xoxe nayi indaba

uma uyohlola kufike kuvele indaba yakho ukuthi wena wazalwa wembethwe imoya....

bangaki abantu ohambe kubo uzama ukwembula lengubo yakho owazalwanayo uyembathile..?

uma ubheka esimeni sikamoya yinilena ebahlulayo...
eketheni bakulungisele izinto zakho
nawe ukwazi ukuba uxhumane nalemoya ephila kuwe..?

"Khuluma Moya Oyingcwele"

nangu umntwana wakho.... esazophendula
nawu umbuzo ngicela umuphe amandla kanye nesibindi akhulume avuleleke esimeni sikamoya
sizokwazi ukuba sithole ikhambi lokwelapha izimo abhekene nazo empilweni yakhe🙏

Umthandazo wanamhlanje ngithi Ongasebenzi ukuthi iNkosi ikukhumbule uwuthole,Osebenzayo imali ephelela ezandleni, cela i...
28/07/2025

Umthandazo wanamhlanje ngithi

Ongasebenzi ukuthi iNkosi ikukhumbule uwuthole,
Osebenzayo imali ephelela ezandleni, cela iNkosi iyenze ibonakale,
Sicela iNkosi ikhanyise yonke imizamo enhle empilweni yakho Amen🙏

Address

Bendile Street Corner Ceduma Street 2578B/22
Naledi
1868

Opening Hours

Monday 07:00 - 18:00
Tuesday 07:00 - 18:00
Wednesday 07:00 - 18:00
Thursday 07:00 - 18:00
Friday 07:00 - 18:00
Saturday 07:00 - 16:00
Sunday 08:00 - 16:00

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Mkhulu Mkhonto wama Dlozi amanzi aphilisayo nokuhlanjululwa kwesithunywa posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Practice

Send a message to Mkhulu Mkhonto wama Dlozi amanzi aphilisayo nokuhlanjululwa kwesithunywa:

Share

Share on Facebook Share on Twitter Share on LinkedIn
Share on Pinterest Share on Reddit Share via Email
Share on WhatsApp Share on Instagram Share on Telegram