DR General Sabukufa

DR General Sabukufa 0657216752 my number call only 8am-6pm(Dr General)🙏🏾
0738464989 WhatsApp only
Initials of my bank account SP Khumalo capitec
(2)

AmanziAmanzi ayahlonishwa kakhulu ingakho kudala wawukhothama mawuphuza amanzi ayikho into enzenzeki ngo kuba nethembaAt...
29/05/2026

Amanzi

Amanzi ayahlonishwa kakhulu ingakho kudala wawukhothama mawuphuza amanzi ayikho into enzenzeki ngo kuba nethemba

Athi ngichaze kabanzi ngamanzi ♥️🙏🏾
Ngena kuma comments

Kuningi ulwazi ozolucosha

Abashwe..

Ake sikhulume nganayi into enganakekile kanti iwusizo olukhulu ezimpilweni zethu..Wena ohlushwa idliso selilidala selihl...
28/05/2026

Ake sikhulume nganayi into enganakekile kanti iwusizo olukhulu ezimpilweni zethu..

Wena ohlushwa idliso selilidala selihlule ngisho izimbiza.

©RED ONION

YENZA KANJENA-KE LIKE THIS POST BESE UNGILINDA KUMA COMMENTS ILAPHO OZOTHOLA KHONA INDLELA YOKUSEBENZISA 🙏 🙏

EmakhosiniAke sikhulume nganayi inkunzi yento ongayinakile kanti iwusizo olukhulu ezimpilweni zethu. La sivula izinhlanh...
28/05/2026

Emakhosini

Ake sikhulume nganayi inkunzi yento ongayinakile kanti iwusizo olukhulu ezimpilweni zethu.
La sivula izinhlanhla zakho ezavalwa..

©CINNAMON POWDER
©FRESH MILK
©1 EGG

YENZA KANJENA-KE LIKE THIS POST BESE UNGENA KUMA COMMENTS ILAPHO OZOTHOLA KHONA INDLELA YOKWENZA 🙏🙏🙏

EMAKHOSINI AMAPHUPHO NEZINCAZELO ZAWO ©UKUPHUPHA UHLEKA - USUKE UVAKASHELWE YIZIDALWA ©UKUPHUPHA UCULA KAMNANDI - UNESTH...
28/05/2026

EMAKHOSINI
AMAPHUPHO NEZINCAZELO ZAWO

©UKUPHUPHA UHLEKA - USUKE UVAKASHELWE YIZIDALWA

©UKUPHUPHA UCULA KAMNANDI - UNESTHUNYWA

©UKUPHUPHA UNDIZA - UNESTHUNYWA SOKU PROFETHA

©UKUPHUPHA UGIDA NJENGE SANGOMA - USUKE UNOBIZO LOBUNGOMA

©UKUPHUPHA I- ALBINO - INHLANHLA

©UKUPHUPHA UMLOTHA - USUKE UBANGWA YIZIDALWA ZAKINI

©UKUPHUPHA INYOKA ERED - YIDLOZI LENDIKI

©UKUPHUPHA OSAZIWAYO NJALO - USUKE UNEGAZI LASEBUKHOSINI ENDULO KOMKHULU

©UKUPHUPHA INKUKHU EMHLOPHE - KUMELE UHLANJULULWE / INHLANHLA

©UKUPHUPHA UGIJIMISWA UMUNTU OWUHLANYA - YINHLANHLA EFIKA NESDALWA ESITHIZE OKUMELE USIGEZE

©UKUPHUPHA IMITHI - UNOBUNYANGA\UBUGEDLA

©UKUPHUPHA IHHASHI LISEMANZINI - UNAMAKHOSI AMANZI UMNDAWE WASEMANZNI OHAMBISANA NESTHUNYWA ESINAMANDLA NOLAKA OLUKHULU

©UKUPHUPHA UGEZA - KUMELE WENZE NJALO INHLAMBULUKO LEYO

©UKUPHUPHA INYOKA IKUGIJIMISA - USUKE UHAMBA NABANTU ABADALA

©UKUPHUPHA IZINKOMO NJALO - USUKE UNABANTU ABADALA KUWENA

©UKUPHUPHA UDLALA NEZINGANE EZININGI EZINCANE - USUKE UNOMOYA WAMANONO ISITHUNYWA

©UKUPHUPHA INKANYAMBA ENDIZAYO - USUKE UNESTHUNYWA SAYO AMANDLA AMAKHULU KUMELE USIPHAKAMISE

©UKUPHUPHA UBULONGWE - KUMELE UHLANJULULWE UGEZWE

©UKUPHUPHA IKATI ELIMNYAMA - KUKE KUBE WUMTHAKATHI OSUKE EKULWISA

👏👏👏

EmakhosiniLa ngiphathe into enganakekile kanti ewusizo olukhulu ezimpilweni zethu ikakhulu uma impilo yakho imile insi!!...
27/05/2026

Emakhosini

La ngiphathe into enganakekile kanti ewusizo olukhulu ezimpilweni zethu ikakhulu uma impilo yakho imile insi!!

©Sawoti ..

YENZA KANJENA-KE AYIHLANGANE KUMA COMMENTS..

📍👏🏼

Emakhosini ake sikhulume nganayi intoI-Camphor block (ikhempora)ivamise ukusetshenziswa ngabantu ngezindlela ezahlukene ...
26/05/2026

Emakhosini ake sikhulume nganayi into

I-Camphor block (ikhempora)

ivamise ukusetshenziswa ngabantu ngezindlela ezahlukene zesintu nezasekhaya. Abanye bayisebenzisela:
Ukuhlambulula indawo noma umuntu
Ukuxosha amandla amabi noma umoya omubi ngokokukholelwa kwesintu
Ukufakwa emanzini okugeza noma ekuwasheni
Ukufakwa ekhaya ukuze kube nephunga eliqinile
Ukuxosha izinambuzane njengezinundu ezingutsheni
Ukuvulela umuntu inhlanhla ngokokusebenzisa kwabanye abantu besintu
Kodwa kufanele isetshenziswe ngokuqapha ngoba inephunga elinamandla futhi ayifanele ukusetshenziswa ngokweqile emzimbeni

Naka ama price yeziwashoContainers price👇👏🏼Zikhona nezama plastic R70 small comboR100 big combo0657216752 WhatsApp and o...
26/05/2026

Naka ama price yeziwasho

Containers price👇👏🏼

Zikhona nezama plastic R70 small combo
R100 big combo

0657216752 WhatsApp and order
👏🏼👇🙏🏾

Emakhosini👏👏👏Wena ohlushwa zizitha ngicela u ngithengele©Ikhandlela elibomvu©Izinaliti eziy7Faka izinaliti ekhandleleni ...
26/05/2026

Emakhosini

👏👏👏

Wena ohlushwa zizitha ngicela u ngithengele

©Ikhandlela elibomvu
©Izinaliti eziy7

Faka izinaliti ekhandleleni lakho bese ukhuleka ngalo ngo 12:00 ubike izitha zakho nabakugadlayo nawe abafuna ukukuxoshisa emsebenzini kwenze lokhu..
Khumbula awubizi Gama lamuntu..
Khuleka 3 day elangeni lokugcina uliyeke LISHE lize liphele bese uthatha lezozingcucu uyozilahla esgangeni ❤️

Emakhosini 👏🏼📍 Ake sikhulume nganayi into enganakekile kanti iwusizo kakhulu ezimpilweni ZETHU©ONION ©SPIRIT Wena ofuna ...
26/05/2026

Emakhosini 👏🏼📍
Ake sikhulume nganayi into enganakekile kanti iwusizo kakhulu ezimpilweni ZETHU

©ONION
©SPIRIT

Wena ofuna kubona abakuthakathayo
Nawe izinto zakho ezivalekile

AYIHLANGANE KUMA COMMENTS..
📍👏🏼

26/05/2026

Makhosi
Ake sicushisane la

Uma idlozi selidinwe ngempela liza ngolaka, uzobona ngalezimpawu

©Ukuphupha izulu liduma liza ngolaka lishaya umphezulu, lihlomile ngempela lizakabi. Or uphuphe kungena izulu ekhaya.

©Uvele nje umile amathumba, okanye uthandwe ukulimala. Loku kuvame ukwenzeka ikakhulu kubantwana abasebancane

©Kubekhona umuntu ozosukeleka nje avele aphuke alabaleni kungekho lutho. Though sometimes kuyaba ubuthakathi umeqo kodwa futhi kuyenzeka kube ulaka lwabaphansi.

©Kusukeleke nje kuphuke inkomo, noma iwe phansi ishone, especially inkomo benithi niyokwenza ngayo umsebenzi, hlampe ilobolo, hlampe ngumshado, hlampe ngumsebenzi wabaphansi, thole kuthi inkomo izovele nje ishayeke phansi ife.

Siyaqhukeka

EmakhosiniAke sikhulume nganayi inkunzi yomuthi©UMATHITHIBALA YENZA KANJENA-KE LIKE THIS POST BESE UNGENA KUMA1 COMMENTS...
26/05/2026

Emakhosini

Ake sikhulume nganayi inkunzi yomuthi

©UMATHITHIBALA

YENZA KANJENA-KE LIKE THIS POST BESE UNGENA KUMA1 COMMENTS SIYAQHUKEKA SITHAKE KHONA 👏🏼📍

Address

Oa20str, House No;2407, Newcastle Osizweni
Newcastle
2407

Telephone

+27657216752

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when DR General Sabukufa posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share

Category