Gogo Veyane

Gogo Veyane Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Gogo Veyane, Nongoma.

17/06/2022

Thokozani, sengize ngash*tsha from gogo Shamase to Gogo Veyane. Ngisacela niqaphele labantu aba zenza mina. Mina angizihambeli izindawo ngitholakala emtuba nakwaNongoma kuphela. Futh inumber yami iyodwa Ile 083 7806480. Okunye nokunye kuyisigebengu.

Ngiyabonga kakhulu

04/05/2022

Thokozani batwana bedlozi,

Ngisacela ukucacisa loko, ugogo utholaka eMtuba kanye nakwaNongoma kuphela. Uma kungezona lezindawo kobe akimina. Ngiyonazisa uma zish*tsha indawo. Ngiyabonga

Makubekuhle batwana bedlozi
27/04/2022

Makubekuhle batwana bedlozi

Thokoza, "ukuhlola" uma  uhlola emakhosini then uyithole inkinga mase ungabe usalungisa. Kukodwa loko kuyakudalela inkin...
20/11/2021

Thokoza, "ukuhlola" uma uhlola emakhosini then uyithole inkinga mase ungabe usalungisa. Kukodwa loko kuyakudalela inkinga ngoba kube sengathi wena uyitholile inkinga kodwa awusalungisi shuth uyaziba. Phela ngalenkathi uhlola usuke kubizwa izidalwa zakini ukuba zisodele kutholakale indaba oze ngayo kanye nesixazululo. Bona besondele suddenly awusalungisi. So bantwana bedlozi bengith nje angibeke loko. Nilale kahle.

Makwande Dlozielihle
03/11/2021

Makwande Dlozielihle

26/10/2021

Thokozani bantwana beDlozi kakhulukazi abatwana abenza ababhalayo ama exam. Ngiyanikhulekisa komveligqangi nasedlozini ukuba nibhale kahle. Ngiyakwazi ubunzima bokuquleka uphele nya uma kumele ufunde noma ubhale kodwa angizange ngiphele amandla ngalwa ngaze ngaphumelela. Nani ningapheli amandla. Ziningi izinto ezivukayo njengoba kulesisikhathi kodwa ningakhohlwa ukuthandaza.

07/10/2021

Thokozani Thokozani, sacela nikhulekise bo gogo, idlozi lami liphezulu kakhulu. Ngizithola sengithetha eskhaleni. Ngiyazi ninawo amandla okungithandazisa amen

01/10/2021
Ukudla kobabamkhulu
01/10/2021

Ukudla kobabamkhulu

Ngithanda ukubingelela, thokozani bogogo nani nakhehla. Ngixolise ukunyamalala isikhathi eside kangaka, ngade ngine chal...
15/09/2021

Ngithanda ukubingelela, thokozani bogogo nani nakhehla. Ngixolise ukunyamalala isikhathi eside kangaka, ngade ngine challenge yoku log in ku account yami. Ngiyajabula ngibuyile. I hope nisaphila

Product/service

10/08/2021

Thokoza bo gogo nani makhehla. Ukuphunywelwa isisu noma ukukhipha isisu. Yebo angeke uzifanise lezizinto ngoba zenzeka ngokuhlukana futh izizathu azifani. Abantu abathwala ubuhlungu kuba abantu besifazane ikakhulukazi. Sekwenzikile loko lungisa phela izinto zakho ngoba leyo ngane iyakhula as iminyaka ikhula. Ukuze nomoya wakho uthola ukuthula. njalo empilweni yako # ndauw

07/08/2021

Thokozani bogogo nani boMkhulu. Ngisacela ukucacisa naku. Angeke ngisize ngingakuhlolelanga sathola inkinga kanye nesisombululo. Futh laba abeza nama phupho bengakaze behlole angeke besizakale. Okunye kokungcina uma uzohlola online imali yezinhlola uyofaka kuqala ngoba bengibasiza abantu before umuntu engabe esayifaka imali yezinhlola. Ayiko into okuthiwa I free consultation ngisho kuma western doctor aniyezi kodwa to us as traditional healers nifuna ukuyenza. Kubi loko. Ngiyathokoza bantwana bedlozi niqhubeke niphile

07/08/2021

Thokozani thokoza bo gogo namaKhehla, vukani vukani bo. Ngicela ukudlulisa naku uma ubona ngingakuphenduli ingoba ngisuke ngisane busy ekhona, kodwa nomakanjani ngongcina ngikuphendulile. Mase ngicela laba abo "hi, hey" bethi ukuma kanjani ngoba angiphenduli uma ususho kanjalo. Ngiyethemba wonke umuntu uzelwe la uyazi ukuth abantu wabadala ubingelelwa kanjani. Ukuze usizakale mele uhloniphe idlozi lami nami ngihloniphe elako. Thokozani vukani nizame impilo sekusile

Buyani wemathongo ami nihlaleleni ezintabeni📿🥁
06/08/2021

Buyani wemathongo ami nihlaleleni ezintabeni📿🥁

28/06/2021

Wazi ngani ukuth sekuyiso isikhathi sokuthi uyothwasa? Kukhona abantu abanabadala en uma kuhlezi kuphuma la behlola khona kanti nezimpawu zikhona kodwa inkinga kuba isikhathi kokuya ephehlweni

New bag collection
02/06/2021

New bag collection

Address

Nongoma

Telephone

+27837806480

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Gogo Veyane posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share