08/12/2024
Sekuyisikhathi samaholide kakhisimuzi nokuyilapho singanaki okuningi njengokungaqapheli ukuthi udlani nobani kwabani ngaskhathi sini, abanye badla nalapho abangangeni khona phakathi nonyaka, yebo utshwala yibona obuhambisana namaholidi okuphela konyaka kodwa ungahambi uphuza noma yini, noma kuphi uqaphele izandla eziphethe ukudla ozokufaka emzimbeni wakho,