04/02/2023
Mphakathi wase Ntambanana namaphethelo,
Isaziso ngomgomo wesimungumungwane ozoba khona Izwe lonke kusukela kumntwana ona 6 months kuya kwabana 15 years
Kuyaqala mhlaka 6 February kuya ku 17 February
Ngicela sixhumane nono mpilo bethu ngokwezigodi ukuthola usuku esizofinyelela ngalo ngakini
Wamukelekile futhi ukuza emtholampilo uzogomela khona
Akukhethwe bala lamuntu noma ingane ingenalo ikhadi lomgomo ilethe
Asisukume silwe nesimungumungwane