Isiziba SeMpandla

Isiziba SeMpandla LA sinika ulwazi kubantu ngezinto zesintu umuthi
Nokunye okunye

Akenginibingelele mase syaxoxa nje kancane!!Lento le uma ungu noma nhlobon yomuntu kubalulekile ukuthi njalo ngemuva kwe...
06/05/2024

Akenginibingelele mase syaxoxa nje kancane!!

Lento le uma ungu noma nhlobon yomuntu kubalulekile ukuthi njalo ngemuva kwezinyanga ezintathu/3/three ugeze noma uyogeza. Ngiya sithi inyanga ziyabiza hamba uye kwengabizi/mkhokheli/mthandazi. Uyogeza.

Lena esike sizikhohlisw ngayo ethi "thokoza mkhulu ngingageza ngan, cela ungiyalela" kwenzeka ke kanje isithunzi or ithunzi leli osuke uligeza ngenkathi uyolanda umuthi ndawona thizen uyowakha kuze uzozigeza vele lisuke seliwuhaqile lowo muthi. Ngamanye amazwi usunamandla amancane.

Akenenze oku right ke for nina.
Sisazoyibuyekeza lena yesilwane ngoba iyasilimaza kakhulu futhi.

23/04/2024

Iladi/ilata

Itiye!!

Ingakho zikhala nje

From: mpandlendala To.    : ababhukudiSong : big zulu yekintokozoTime. : 14;59zonke imuntu!!Akeningiphe lomehluko kengiz...
23/04/2024

From: mpandlendala
To. : ababhukudi
Song : big zulu yekintokozo
Time. : 14;59

zonke imuntu!!
Akeningiphe lomehluko kengizwe, nalezimpendulo kengizwe!!

Yini umehluko phakathi kwesikhafulo nesiphephetho?

Isibunge nebaso?

Uma kuthi isikhafulo asisebenzi, okanye isiphephetho sisuke singasebenzi kubani kulona osenzayo or kulona owenziwayo?

Ngojabula uma niphendule yonke lemibuzo engenhla ayi owoswa wonke!!

Niyaphila!!!Ngikhumbula lento wezinyanga yokukhanda inyoka. Lento uma kunomuzi ofuna ukuwudla okanye isitolo noma umsebe...
20/04/2024

Niyaphila!!!
Ngikhumbula lento wezinyanga yokukhanda inyoka. Lento uma kunomuzi ofuna ukuwudla okanye isitolo noma umsebenzi. Kwakuvuswa inyokoka yohlobo lwemamba emnyama nakhona efe ilwa icasukile!!!

Ibulawe ke inhlizwe ikhishwe konke okangaphakathi kuyo. Mase ifakwa umuthi phaka esiswini sayo kusa ekhanda kuya esiswini.

1 imbewu yezintanga
2 umavumbuka
3 umhlane waxamu
4 insonto emnyama
5
6
7
9
Mase iyogqibwa esidulin ibole ithi uma isibolile iqhume lembewu yezintanga... mase ke ziyakhiwa lezintanga ziyogaywa neminye imithi ezodibaniswa nabafutha.... 😆 🤣 😂 😹 kusuka umsindo... ekhaya kuyokhalwa ngebamba engene la engasabonakal kodwa ayilumi muntu, isimo iyasishubisa kabi.

Kweminye imizi uma kwenziwe inyoka ekuhlaza... lena okuthiwa eyasekhaya nigcina ke ngalelo langa ukuphumelela kulowo muzi ... keyonyaka igqibwa encwaben lomuntu wakini lowo okusuke kufuneka amandla akhe... umhla senenze umsebenzi nibone lenyoka nijabule kanti abadala sebayavalelisa sebeyosebenziswa abathile!!!

Nibe nesabatha elihle!!!

AsiyekhonaNiyaphila!!!!
30/03/2024

Asiyekhona

Niyaphila!!!!

Niyaphila?Kubalulekile kuya ekhaya mhlambe once in two months or once a months. Eyami indlela engyihambile ingibonisile ...
29/03/2024

Niyaphila?
Kubalulekile kuya ekhaya mhlambe once in two months or once a months.

Eyami indlela engyihambile ingibonisile lento, nokho sinamadlozi nezidalwa ezongafani... kodwa ekhaya ey... akungenwa ngemali akungenwa ngo plastic.

Ikhaya liphetge two wezinto.

Okuhle
Uma ikhaya Lakin lilihle nasemsamo ukuyakhona kufana nokunisela okanye ukuchelela lezimbewu...

Imbewu yenhlahla
Kufanele ivuseleleke leyombewu kuwe, ngokukholwa kwam ukuthi vele usuke uyiphiwe ekhaya uma uphuma uya emsebenzin.

Imbewu yenkuselo/yokuvikeleka
Iningi labantu abahamba befelathele isikhathi eside begcine ngokufaka imali ekhaya/nokungayfaki... kujwayelekile ukuthi bebuye sebozoncwabwa... bebuye sebephelelwe umsebenzi... so ungawenzi umsebenzi isizathu sokuqhelelan nomsamo wekhaya.

Uma ke ikini lingalungile.
Inkinga zibaningi Uma kufanele uyekhona... exp... ulahlekelwe imali or imoto ibezinkinga noma ngabe yin that will stop you from going there

Uma uyile ekhaya ubuye neynkinga eziningi.... uxoshwe nasemsebenzin kube neynkinga nje.

Lokhu ke okubi sikulungisa kanjan?
It all up to you and your family.... angaz nam.

Okuhle sikugquqguzela kanjn.
Ngokugcina izingane ezincane ekhaya zithokozile kanye nokwelula isandla emsamo.

How?...

Happy Easter!!!

26/03/2024

All courier are due tomorrow
If you didn't get any notification ay uyakweleta

Saqumba saqina savokomala.....Awthi ke ngihambe mina wakaMathe....omabalisa abasale
26/03/2024

Saqumba saqina savokomala.....
Awthi ke ngihambe mina wakaMathe....omabalisa abasale

25/03/2024

Niyaphila mina ngyaphila!!!

Ngicela ukuthi ningibhayiziswa yithi la ku Facebook ngezimbiza.... yabona le...

Isende lenje
Ituma
Umsila wengwe

Ay lento iyingozi ingakuvala nenzalo futhi ungaphinde uzale.... ima izothakwa yithwasa

Zinhle kakhulu ke lezimpendulo zalombhukudi noma kulapho nalapho otherwise uqinisile.La engingathayisela khona nami ila ...
07/03/2024

Zinhle kakhulu ke lezimpendulo zalombhukudi noma kulapho nalapho otherwise uqinisile.

La engingathayisela khona nami ila "akukhona ukuthi kuseke kungaphazu kwamandla akho. Kungaba ukuthi

1 inkinga isidlebeleke kakhulu
Mhlambe ilumbo, selimudle kakhulu esithweni sangasese kusengalunga futhi kungalungi...esibelethweni...emphashin...ezinsweni... esiswini.... esibindin..

2 ade wayelashwa kwakhona ukwelashwa kwakhe sekuphenduke isithe kuye... waya kwamhlaba uyalingana wagcantswa isigubhu wanikwa sona, yena wasiyeka ngoba engakagculiseki , waya empangeni wathatha esinye kwalesiya singakhishwanga emzimbeni kuye . Ngoba uma ulande isigubhu usuhlela ukusiyeka uyasibuyisela emuva ukuze singakweleki

3 sekuyaphuthuma
Impi izongena uma nje lishona ilanga so sekufanele emini kwenziwe izaba ke zokuthi ivinjwe.

Mase kuba Ile yedlozi elibi nayo futhi uyibeke kahla kakhulu... ngiyoqhubeka nam ngenabe ngayo lapho nalapho syabonga

Ngyanibingelela nje ekuseni!!Ngiyazi ke ukuthi ikhanda elishawa njalo liyaduma bakity kodwa akesikhulume lezindaba!!Yini...
07/03/2024

Ngyanibingelela nje ekuseni!!

Ngiyazi ke ukuthi ikhanda elishawa njalo liyaduma bakity kodwa akesikhulume lezindaba!!

Yini izaba? Leligama lishon kahle kahle
Yini izaba ngokokwelapha?

Lehlukaniseka kanjan idlozi elibi kumdliwa?

Yazi sengbuke kakhulu nje kubantu esibasizayo abanye babo sebehambe kakhulu bengasizakali lento isize yaba ulaka kubo futhi sebenenzondo balilahla nethemba... uma yena efika kuwe usefike with lot of information ngezinto ...nemdlinzo emningi eyenza ngempela ke engasizakali.... nathi singebalaphi kufanele sikuqonde lokhu ngeke Wabasiza bonke abangena esidlweni sakho. Nokho phela gadla zephuke.... futhi ke manje uzogadla kanjn zephuke kumuntu ofuna izinto zakhe zilunge kusasa?

Kumuntu osenamagama angemahle kungekikho ukuthi ubalekile or kanye uyamxosha!

Ngeza kuwe ngikwethemba!!!
Ngakhokha imali yami!!!
Lamagama angbon kuthi anesdingo uma nisebenza!!!

Owryt angikho ke lapho ngila ngicela ningipha leympendulo ezingenhla bafethu

17/02/2024

Umakhomba kwenzeke

Address

KwesakwaBiyela, Emkhandlwini
Ntambanana

Opening Hours

Wednesday 09:00 - 17:00
Friday 09:00 - 04:15
Sunday 09:00 - 04:30

Telephone

+27763749764

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Isiziba SeMpandla posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Practice

Send a message to Isiziba SeMpandla:

Share

Category