
09/06/2025
Ake ngikuchazele nginabe ukuthi yini uMhlume ngesilungu bathi maPiles.
Umhlume ukabilike✌️
kukhona umhlume ovela esithweni sangasese🍑🍆 kubekhona ovela ngemuva🍩 kuAnus ok..
lovela ngaphambili kumuntu wesifazane👩🦳 naku okuvela e🍑 kuba nezinsimpa ezimilayo ngaphakathi ezinye zibe ngaphandle kube nephuma elizwakalayo ongaliqondi kugcine sekuyizilonda ngaphandle. Umhlume uphinde ukuvale ukuya ezinsukwini zakho isisu sihlale sigcwele umoya uphiswe itoilet mufika khona akuphumi nix uyasuza nakhona makwenzekile kwakhona okuphumayo kuphuma engathi okwembuzi🐐🥜.
muthi uyahamba uzizwe ukuthi langemuva ngimanzi mufaka isadla uzwe ukuthi kunamanzi aphuma lamuva anukayo noma uthi wenza uCansi uvele uzwe ukuthi ngimanzi nesibeletho sibabuhlungu kube namanzi kuso isbeletho..
okunye munomhlume ungowesifazane awube usabathola abantwana makwenzekile wakhulelwa isisi siyachitheka after few months ubambile. okunye ukuphelelwa imizwa yokulangazelela ucansi okuthi noma ubaba ekudlalisa uzwe ucikeka ngoba akwenzeki nix kuwe awsanamizwa yocansi but musemshadweni ugcina ulenza ucansi ngoba wenzela umyeni...
Umhlume wenza uhlale ukhathele engathi ungalala njalo njalo okunye okwenzekayo muye eToilet uzobona igazi makwenzekile waphusha ngenkani kudabuke langemuva kuvele izinyama engathi mathumba... Ukudla kuba yinto ongasayithandi udla ngoba but awsakuthandi...
Kumadoda kunezimpawu ezifanayo ezenzeka kuwo nakwabesifazane njengokuphelelwa imizwa yokulangazelela ucansi ukugcwala komoya esiswini ukuhlala ukhathele ungayikalula eToilet ukuphuma igazi emuva muya eToilet. umhlume uyakhona ukuthi mawunawo muthi wenza ucansi uyindoda uzoshaya 2 round nakhona induku ayivuki iqine futhi isheshe iqede ngemzuzwana embalwa endukwini kuba namashashaza anamanzi...
Umhlume kumuntu wesilisa ufike ubulale induku mangabe sesiside isikhathi ife total ungathi wagangwa kanti nix okwenzekayo if usuvele izinyama langemuva usuke ungeke usenza nix langaphansi kumuntu wesilisa kunomthambo osuka ngaphambili uye emuva lomthambo yowo loh ofasa ifindo uma uBusy nowesifazane but if suvele izinyama emuva angekeke kusenzeka nix ayisavukike suyophila ngamaplani ukudoja doja umama ekamelweni suhlezi Semsebenzini ungene amaOverTime ubalekela umama uhlale otshwaleni kakhulu..
Suhlala unolaka ngoba ukungavukelwa kukodwa kubanga ulaka futhi kubuhlungu ngoba ulobolile umuntu ongasakwazi kumsebenzisa and uCansi kubalulekile kubantu abathandanayo...
Umhlume uyathathela ngoCansi angeke uzithokozise nomuntu wakho enomhlume isikhathi ungakuqali nawe first thing ozozwa ngayo umoya oqalayo esiswini nokungayikahle eToilet..yingako memele uzilaphe kumele nizilaphe naloyo othandana naye. uma uzilapha wedwa uzothula phonde uqale ngoba uyazilapha ngapha uyawutapa...
ulashwa ngani uMhlume?
uMhlume ulashwa amakhambi esintu okuyizimbiza zokuphuza neyokuchatha..
uMhlume ufuna isineke masesiqale ukulaphana uqale uthathe imbiza yokuphuza ukuwuqeda ngaphakathi i4L ibiza R260 uphuze iphele masiphelile ubuye uzothatha eyokuphuza eyodwa i2L neyodwa yokuchatha i1L R250 if busuvele ngaphandle usuthatha nensizi 15g R70.
uMhlume uyabulala maningi amaThuna awo abanye baze bashona bengazi yini leh ebaphethe.
umbuzo uzothi ukubulala nini?
ngesikhathi sublokheke ukuya eToilet khumbula uyadla ngapha kodwa awuyi eToilet indle lemele ngabe iyaphuma igcina siyabola seyokudlavaza amathumbu muya esbhedlela bathi wena uneCancer yamathumbu seyikuStage sokugcina...
uMhlume usheshe umbulale owesfazane compare abesilisa, owesilisa onalenkinga uyancipha emzimbeni...
ngiyathemba ngoba sengichazile suyazi uphethwe yini okanye owomndeni wakho wabulawa yini..
iMbiza yami isatholakala kunazi izindawo.
Kriel.
EMbalenhle.
Bethal.
Standerton.
Ermelo.
Piet Retief.
Fernie.
Pongola.
Dumbe.
if ungekho kulezindawo sisebenzisa iPostnet kukuPosela R110 courier within 3days ibe isifikile kuwe iMbiza...uPep awusebenzi awuziposi izinto ezingamanzi....
if ufuna iMbiza inbox or whatsap 079 7572 539...
✍️