
27/07/2025
KWAZULU-NATAL MEN'S MONTH
Undunankulu waKwaZulu-Natal umhlonishwa uThamsanqa Ntuli unxusa amadoda ukuthi a***e ngobuqotho ngasosonke isikhathi.
UNdunankulu ngokubambisana namalunga esiGungu Esiphezulu sonqongqongqoshe uzohola uhlelo lokubungaza iNyanga Yamadoda ngoMsombuluko, mhlaka 28 July 2025 ngo-9 ekuseni, Olundi Multi Purpose Hall
Lolu hlelo oluvusele ithemba elisha luzohlomisa ngolwazi luphinde luthuthukise amadoda ngeqaza kanye nendima yawo ekwakheni imiphakathi enozwelo, ephephile.
Khumbula, Imifaniswano Yezepolitiki Ayivumelekile